Ncese mjolisi uzamile mfana uwendwa umanqele uhlula amadoda ehlangene. up duyazi 👑🔥🫶🇿🇦🔥 ikufanele i song of the year muhle umsebenzi osenzelawona njengabathandi bo music 🎵🎶 unkulunkulu akuphe ubuhlakani obungapheli🎇🎆🌅🎉2025🧨sesilinde ukhozi FM lisifake kahle ngo Mr Paris Gucci 👑🔥
Mthandeni u're the ever best maskandi♥️♥️♥️.eswatini siwutsandza nyani nyani umculo wakho.up Gcokama💪💪💪💪🙌
Congratulations 🎉🎉👏 sk Mthandeni 👌👌
❤❤❤umfanele uDuyaza abanye abame ecelen
Syambongela uMthandeni he Deserve🎉🎉🎉🎉
Up Duyaza 👑👑👑👑👑👑
Ncese mjolisi uzamile mfana uwendwa umanqele uhlula amadoda ehlangene. up duyazi 👑🔥🫶🇿🇦🔥 ikufanele i song of the year muhle umsebenzi osenzelawona njengabathandi bo music 🎵🎶 unkulunkulu akuphe ubuhlakani obungapheli🎇🎆🌅🎉2025🧨sesilinde ukhozi FM lisifake kahle ngo Mr Paris Gucci 👑🔥
Hayi Bo sowuhlukene unyaka or imali yedizi seyiphambili😂😂😂
Thank you bafo❤🎉🎉🎉🎉
Ngikuthanda i nje mfwethu news ngendlela osiqinisa ngayo up Mthandeni up🔥🔥🔥🔥
🙏🏻
Yes Mthaaaaaa❤❤❤❤
Sithi nje silinde u New Year.... Asikhulumi kakhulu... Bese kuba njalo ke makhelwane....🤗💃🏽📌🎉
Up Duyaza 🎉🎉🎉
Sawbona weSbongi noKhuzane ubhululu wakho..kunjani kubumahlalela..what go's around come's around sgogwana ndini ...
uphi uStandard bank..ziyakhala nonke nizokaka nga by 1..useklandele uNjinji...seksele lenqimbinqimbi ewu Zimdola..
Ashila demede man...aw qhawe lam...Mthandeni mfowethu..ngithi Mthandeni...asambe mfana..wodumo lweParis...
ay ay ay Duyaza mfethu..hhai uzovinjwa wulwandle nathi emva kwakho mtakababa..🎉❤
Eyakhe I song of the year...
Kumfanele usk inamandla ingoma yakhe
Okwamanje la komaskandi uMthandeni yedwa osakwazi ukucula ingoma e mixer lonke uhlobo lwabantu including izingane so
Besinga mqhathanisa nobanike
Kumfanele u Manqele uzihambela yedwa.
❤❤❤
Vele uyowina uma uqhathwe wedwa kanjalo nje zingekho izinkunzi 👐😊
If uKhuzane engabuyisa isiqu sakhe sakudala lapho esakhipha double album kusakhona uMtuyenziwa kwizinsimbi hayi bafowethu lingakhona iqhawe so plz 🤦♂️ bring back unkulunkulu weziginci makunjena😢 nami umbono wami hayikabi
Mina ngigcwele ngawe Mfwethu❤💯
Ngyabonga mfwethu 🙏🏻
Ai aii bafwethu yini manje nazi kanjani amavoti engakobalwa aii madoda😢
Buza futhi.... Ingani phela ngabe uKhuzani bekuzothiwa ungene ne envelope ebrown
Bekufanele lengoma inkulu indlula wonke ama gendre akhona emzansi
Yaz bafethu mina lobhuti Sibusiso Mthandeni Manqele ngimfuze ngenkani nangentlanzeko cabanga nje lenkani nginayo nasephuphweni so ngizama ukuthi inkani iyasebenza ngibona kuye uDuyaza up lapho Gcokama lesizwe
salute 🤟
Uyosindela uSbongi Ngcobo lowo owavalela uKhuzani ngaphandle
Up Mjolisi
Kumfanele vele
Eshiiiiila dmd✊️
❤❤❤❤❤🎉🎉🎉
SK ❤
Phela Nani ningaboqamba amanga kakhulu awukakhishwa umphumela womuntu ovote kakhulu Pho Wena usuwuthathaphi ngoba kusavotwa
Ei amanga bakith kulezintatheli..ovote kakhulu ukhishwa unyaka usuhlukanisiwe
Hlalani noKhozi njengoba bekushiwo ukuty izingoma sezimi kanjan ubebakhona fty nowinayo ovote kakhulu kuleloviki,engimkhumbulayo owakwaManqele
Sk usewinile njalo lol anihlekisi😂
Up lapho Skhova ❤️🤍🦉💯
King Sk
Kwakufanele sihlukanise ngeParis luth,naleyongoma ngaygcina ihlukanisa angiphindanga ngzwa idumela layo ayibemnandi ingoma
Akukho mulingo osungenzeka lapha, kodwa ngoba uchatho into ehleze ikhona kumacompetition.
Manje ngoba akukuqedwa nje ukuvota
Kodamuka utshwala kwabanye
Kubi sekunjlo kulater asambe MTHANDENI
😅😅
Imiphumela iphuma kusasa bakwethu
Siyabonga kakhulu bafo nawe ungenekahle ku 2025
Okunyeke bafo kusamele uke uvele nje coz angikwazi mina😂
🤣angaziwa
Akamnike imonto mf2 😂
Kwakunini uzama
Hawu ingakahlukanisi ,hhay bafwethu,ayikho ryt lento yenu,I'm so disappointed 😮
Usuhluleka nokfihla ulinde kuqala nini lokhu ukumenyezelwa kanje laphupha uKhozi
Nawe ngathi u are waaaayy behind njengalomunye. Ukhozi waluphuphisa kudaaaaaaala uMgodi. Manje bazama ukuthi bebuyise nje isthunzi salo ngokuthi benze izinto ngeqiniso, futhi bephinde benze xo ukuthi kuwina umuntu okumle ewine. Ukomuntu ovote kakhulu, bekuvele kumenyezelwa bakithi since kwaqalwa ukuvota. Angaz noma bekuba weekly yin bese lowomuntu eyawina, sengikhohliwe noma kade ewina 25k yin. Bakhonyana nje impela asebeke bawina. Imost yabo uma bebuzwa ukuthi uvotele bani, bebethi uSK. So yabona ke ukuthi sekuthanda ukuba sobala?? Izinto kulokhu bazamile ukuthi bezenze ngeqiniso. Yikho nje beze bathola ngisho isponsor semoto, kunini bewina ngomgunyathi oMgodi bengatholi lutho nkosyam.
Nithini ngomona kamthandeni emonazela ingane engenaluthi umona ifa lezinja kunalezimonto onazo ingane ingenalutho
❤❤
❤❤