ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Siyambonga kakhulu uNkulunkulu ngogogo uGigaba. Ukulwile ukulwa okuhle, waliqeda ibanga lakhe. Akabongwe uNkulunkulu iNkosi uJesu Ogcotshiweyo osiphe ivangeli lokuhlukanisa okubi nokuhle, ivangeli lokudeda ezonweni. Hallelujah!!!🙌🙌
Amen siyabonga ntombendala ngokusitshela iqiniso ngezwi lika Nkululeko, akubusise.
Ave zingikhuba nami sisi, ugogo Gigaba uqinisile, azishaywa izinsimbi makushunyayelwa bazalwane siyanincenga ngobubele beNkosi
Hhawu Siyabonga Gogo uGigaba, ucebisa ngevangeli lakudala, esalithola ngothando lokuqala. Elihamba nokuhlakanipha Kuka-Nkulunkulu.Salute Mbokodo endala.
Aw gogo wethu bakithi waybamba kwaze kwase kugcineni syabonga 🙌❤
❤❤❤
Love you Gogo 🙌🙌🙌reality
ziyaphazamisa izinsimbi, kokunye zifunwa uye oosuke eshumayela, ukhushulwa izinsimbi hayi uMoya kaNkulunkulu, nothuka uNkulunkulu ethunywe usathane ngeke sisamuzwa ngoba nansi izinsimbi, nozishayayo uzwe nje ukuth kukhona into ethi, mmmm kazi ubuNgcwele buyaphilwa nje la noma ingoba uyakwaz, sengath kuma instrument kungaba abazalwane abahlangene neNkosi abasindisiwe 🙏
Awu syabonga Ma ngokukhuluma ngezinsimbi emabandleni ezinye izinhlanga kuyasukwa ezinsimbini babuyele sekuzoba umculo hawu wake wasibulala owaletha izinsimbi angizithandi ngoba ngalesikhathi uMfundisi ephakamisa izwi nowezinsimbi uyaphakama , ZIYAPHAZAMISA I..Z..I..N..S..I..M..B..I bazalwwane
What a powerful woman of God. Siyambongela
Lala ngoxolo gogo
Ngaze ngamthanda lomakoti eceleni kukagogo, ulokhu ehleka kancane. Ufogo uyohlezi ekhumbuleka bandla.
This is very poweful n liberating we need this truth to be preached once again.
Siyambonga. Nkulunkulu onqobisa ngevangeli
Kuleskhathi sikusona jesu sisize siyabadinga abantu ababizwe ngokweqiniso
Amen
Ngoba Jesu bayasho ngezilimi uzwe nje ukuth inyama le, uze abize negama elingena meaning ngoba befuna ukukhuluma ngezilimi, ama tongues ehliswa uMoya oNgcwele ashintshe ilanguage ukuMoya hay enqondweni
Amen gogo
Amen amen
Ivangeli elingaxutshiwe
Insimbi nami ziyangikhuba Jesu sisize
Mxm 😂
Nomuntu oyabe ekhuluma eceleni Interpreter uyabhora ugcina ungezwa umlayezo obalulekileyo
I wish the girl was not behind the old woman,since she makes da gospel looks weak!
Seriously why she's stand there
Thats true
Siyambonga kakhulu uNkulunkulu ngogogo uGigaba. Ukulwile ukulwa okuhle, waliqeda ibanga lakhe. Akabongwe uNkulunkulu iNkosi uJesu Ogcotshiweyo osiphe ivangeli lokuhlukanisa okubi nokuhle, ivangeli lokudeda ezonweni. Hallelujah!!!🙌🙌
Amen siyabonga ntombendala ngokusitshela iqiniso ngezwi lika Nkululeko, akubusise.
Ave zingikhuba nami sisi, ugogo Gigaba uqinisile, azishaywa izinsimbi makushunyayelwa bazalwane siyanincenga ngobubele beNkosi
Hhawu Siyabonga Gogo uGigaba, ucebisa ngevangeli lakudala, esalithola ngothando lokuqala.
Elihamba nokuhlakanipha Kuka-Nkulunkulu.
Salute Mbokodo endala.