Evangelist Sphamandla Hlatshwayo | Magejageja is making sense |

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 1 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 130

  • @doreenmlawu1662
    @doreenmlawu1662 ปีที่แล้ว +8

    Waze wangimangaza bhuti bengingazi ukuthi ukhona umuntu obona umdlalo owenziwa ezinkonzweni into yokudansa ingiqeda amandla sengathi asisezi enkonzweni ukukhonza kodwa kuzelwa ukudansa

  • @hopewellmngadi8042
    @hopewellmngadi8042 ปีที่แล้ว +3

    Ikuphi la kwenziwa khona ithomoyi 3 hours.
    2. What is it that makes sense on Magejageja's teachings
    3. Oban abantu abagcwele ukudlala cacisa. Hlala phansi if you don't know what you want to say here.

  • @collensithole6777
    @collensithole6777 5 หลายเดือนก่อน +1

    Well said bro , African religion is being reinstalled by Magejageja which is not bad as long as they still call the name God is ok

  • @siphiwepiet1080
    @siphiwepiet1080 ปีที่แล้ว +6

    You make a lot of sense man of God and I agree with you 💯. Keep spreading the truth and let God cover you under his wings.

  • @constancembense5838
    @constancembense5838 ปีที่แล้ว +6

    I get your point kodwa musa ukugxeka. The importance of teaching syayizwa kodwa musa ukugxeka izinto ezenziwa abanye abantu. Bengagida baphinde balalele.This argument is more of uMagejageja, ungenaphi yena why him specifically.? Cabangisisa kahle mowuzochaza into don't get emotional about it just make a point udlule don't drag abantu abanjengoMagejageja and advocate on their ways asikhonzi njengabo asidingi futhi ukukhonza njengabo ukuze sizozwa. Asizukhonza njengaye ngoba asikhonzi oNkulunkulu abakhonzayo, we rejoice ngendlela yethu in the presence of the Lord shlale phansi slalele. Iyeke lento yokuJudger abanye abazalwane ngenxa yalokhu okucabangayo "ucabanga ukuthi asizwa masesdansile kanti syezwa" sisangakukhumbuza intshumayelo zakho kwiGods Army usadansa nawe nanamhlanje sisazikhumbula ngoba syezwa. Njengoba wawudansa during your sermon wena shuthi wawuEmpty ekhanda lakho ungalazi izwi? If so, mosukhulile entweni approach the church ngendlela engcono kunale, don't degrade the church of God ngalendlela. Don't reprimand the church of God kanjalo think first don't challenge our church cultures/norms like that as if it's wrong. As for using uMagejageja your friend as a reference ngebandla likaNkulunkulu weakens your point uqhathanisa izinto ezingafani and Uhlulwa ukusho manje ukuthi izifundiso zakhe ziryt noma ziwrong awucaci kodwa ibandla uthi liwrong.

    • @hopewellmngadi8042
      @hopewellmngadi8042 ปีที่แล้ว +1

      Uthini vele uSphamandla la?

    • @nomaswazishabalala508
      @nomaswazishabalala508 ปีที่แล้ว +1

      Siyabonga Mvangeli uSpha ukhuluma iqiniso ukugida kukhulu ebandleni sincane isikhathi sokufunda Izwi Siyabonga ukuthi uMfundisi uSithole wawenza umsebenzi empilweni yakho sibonga ukuthi ukhululile manje please hlala ezimfundisweni zika Mfundisi uSithole ngikwazi usemncane Siyabonga ukuthi uBaba uNkulunkulu ukugcinile kwaze kwaba Lana Heyi khuluma I boTimothewu kubi endlini kababa uNkulunkulu okwenzekayo is shocking kithi esasindiswa ngalezakhatho uvele ubone ukuthi ja nakhu iNkosi uJesu eyayikubona emathempelini yaze yafaka inkalivasi sizoqhubeka sikhuleke uMagejageja siyakhuleka ngoba iNkosi uJesu naye wamfela futhi iNkosi uJesu usamthanda Amen siza I Jerusalem a Mvangeli uSphamandla sikhuleke uMagejageja Amen

  • @AmusedAlien-wj5by
    @AmusedAlien-wj5by 4 หลายเดือนก่อน +1

    Ngiyakuzwa mina,uyingozi kakhul umagejageja Uma singafundi uzomuka nenqwaba yabazalwane

  • @sthembisondlovu3278
    @sthembisondlovu3278 ปีที่แล้ว +3

    I totally agree with you mfowethu. Abazalwane baba Nentshumayelo according I situation. Example uyakhumbula nge period of covid19 everyone was prophesying kwaba nomsindo omningi. Kwavela I vaccine kwamiwa kuyo. Bese Kuba indaba yobufebe, amabruko, inwele, umjolo, amadlozi, iphingi, lapho situation good. We need to sit down sifunde. Nginokubuka I Jehoba witness Kuyafundiswa laphaya. Thina sibheka iskhathi sokuphuma sijahe nokuphuma yet asazi lutho

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 ปีที่แล้ว +2

    Akukhulunywe iqiniso nje...most christians are empty headed...AKUJIKI....that era is coming to an end i tell you

  • @nkosinathiemkhize927
    @nkosinathiemkhize927 ปีที่แล้ว +2

    Koda bantu abasindisiwe why sizohlaselana sodwa 🤷🏼‍♂️this guy Sphamandla ukhuluma iqiniso umageja uyafundisa and benza sure nakuma social media bafaka izimfundiso zabo, nathi as abantu abakholwayo asifundise ngoJesu wethu and Remember faith comes by hearing 👂

  • @SithembileJokweni
    @SithembileJokweni 14 วันที่ผ่านมา

    Ngiyakuzwa Hlatshwayo. sebehambile abazalwane ebandleni ngoba sifundisa ngezwi. Okunye okusilimazile ukuthi lomdanso okhuluma ngawo asiwenzi. saqoqa u Keyboard ne sound system sayibeka. kuze sikhonze kahle u Thixo. baqale baphatheka kabi abazalwane bahamba abanye kwasala abafuna izimfundiso zezwi. Mina nje ngikuzwa kakhulu impela. Ngikhuluma ibandla alinabo abantu abasha kanti babebaningi bedansa kumnandi. kodwa angizisoli ngaba labazalwane abakhona bathola izimfundiso ngenkolo yabo.

  • @KhethiweNxumalo-u3m
    @KhethiweNxumalo-u3m 4 หลายเดือนก่อน

    Wena ukhulele kulo ivangeli leNsindiso, ngikwazi usemncane ushumayela kwi GOD's Army. Kodwa impilo yakho iwubuzwe, impilo kanye nendlela owenza ngayo ay ay awunabo ubungcwele. Uyafana nje nomuntu ongasonti

  • @MichaelMthiyane
    @MichaelMthiyane 3 หลายเดือนก่อน

    Yini vese eshunyayelwa noma efundiswa emasontweni ngoba amanga odwa nje. Kuyafudunyezwa ivangeli akusiyo lento eniyenzayo, ukukholwa it's a journey, you move from one place to another (exodus/ufuduko). If ngingabuza ukuthi ubuya nini uJesu nizothi akekho owaziyo, manje nizoyeka kanjani ukudlala ngoba vele anazi lutho ngesikhathi sosuku luka Jehova. Abantu abakhonza uNkulunkulu ngeqiniso bambalwa, akusizo lezinkumbi ezizibiza ngabazalwane, yikho phela ibhayibheli lithi only few are chosen. If nisafaka fake hair, nails, makeup, tight clothes, nidaya izinwele, women not covering hair, nigunda izi chicko, jewelry nithi nikhonza uJesu nigejile. Thina we know the times and seasons siyazi uJesu uzobuya nini and we are made ready we only left with few months, if God hasn't revealed to you that mean you are in the darkness. Watch the narrow gate channel with sister Musandiwa

  • @jobesithole5590
    @jobesithole5590 ปีที่แล้ว +3

    Uyakhuluma yena umfoka Hlatshwayo kodwa ke akacaci ukuthi yini ingqikithi yalenkulumo yakhe. Abantu abanje ngo Magejageja abadukisi babantu okukhulunywa ngabo kakhulu ngisho embhalweni ukuthi bayoxebuka okholweni badukise izinkumbi zabantu. Thina ke angeke belunge kithi oMagejageja ngoba sijule kakhulu. Bayokhohlisa wona lamakholwa angenaso isisekelo ahambe ehabula lonke uvucu lolu.

  • @mantombimchunu8829
    @mantombimchunu8829 2 หลายเดือนก่อน

    We lack a listen skill.He says what Magejageja is saying makes sense,he never said it is correct.Abanty bathanda ukuba defensive,bengezwanga nokuthi kuthiwani,ayi asikhule bangcwele.

  • @MBGumede-x1v
    @MBGumede-x1v 9 หลายเดือนก่อน

    Ukugxilisa isifundiso kubazalwane kubalulekile. Kwenza bangathathws yiyo yonke imimoya yamadimoni efakwa ngabedukisi abafana noMagejageja. Akuyekwe lento yokugida kakhulu umdanso wezangoma iThomoyi, kugxiliswe iZwi nesifundiso sikaKristu.

  • @erickmuntujele
    @erickmuntujele 2 หลายเดือนก่อน

    Inkinga boHlatjwayo bayakhulukhuluma bese babita ialter call, bafuna ukholwe, into ongayazi! Kani kube bayafundisa bese ke bayakubuza ukuthi usuyakholwa na!

  • @bonganimotsweni8569
    @bonganimotsweni8569 หลายเดือนก่อน

    you can't start a topic & suddenly you become out of order, if he makes sense by disagree with the word, you're lost.

  • @VusiSibeko-h3b
    @VusiSibeko-h3b 5 หลายเดือนก่อน

    Uyabheda Wena,u started to preach while you were young because of connection,u think u are matured in the Lord.how can you say isangoma senza i sense masikhuluma, if you want to follow him,just go,and leave abazalwane alone.

  • @vulinhlanhlamchunu1635
    @vulinhlanhlamchunu1635 ปีที่แล้ว +20

    Ayikho lento ayishiyo, he could've emphasised the importance of teaching without praising magejageja. This Magejageja can't be the reference or be used as an inspiration for the believers. The Bible alone is enough to encourage teaching and install order in the church.

    • @madodaelvis2990
      @madodaelvis2990 ปีที่แล้ว +4

      Ngivumelana nawe u praiser umagejageja

    • @siyabongagwelesha5962
      @siyabongagwelesha5962 ปีที่แล้ว +14

      There's nothing wrong with what Sphamandla is saying but he just wants us to wake up from slumber....all he is trying to say is that people will be won by ungodly preachers because they teach their doctrine and us who we clame that we have the true gospel, we don't teach it, instead we intertain each other with dancing. So please stop being emotional and a hater but please listen to the facts. HE MAKES A LOT OF SENSE.

    • @mandisagqada6194
      @mandisagqada6194 ปีที่แล้ว +1

      Please re listen and ask Holy spirit while listening to help you.This is powerful.IVANGELI ELINGAFUNDISWANGA ALIHLALEKI.

    • @ronaldmrsmooth6364
      @ronaldmrsmooth6364 ปีที่แล้ว +6

      Maturity goes a long way the day abazalwane they will stop using emotions then use their mindset kolunga okuningi emzimbeni ka Krestu. I use to be very protective of Ivangeli ngama emotions but ngakhula now my mind is clear asikhule bazalwane nigxilile kuye Krestu nishoda ngikufundiseka as ningenzwa nge importance of what Sphamandla is saying. Kushoda ama teachings in the body of christ nilibeli ukugida ngathi izangoma zasenkonzweni. Makubuhlungu amen makuzwela uyingcwele 😂

    • @philzungu2602
      @philzungu2602 ปีที่แล้ว

      Vilinhlanhla Mchunu r u still brainwashed believing in that poems are there in that book called bible you need to wake up my brother it’s not too late bruv

  • @ntombekhayamhlawuli3102
    @ntombekhayamhlawuli3102 ปีที่แล้ว

    Yinyaniso emsulwa le oyitshoyo mvangeli futhi kuzodukwa libandla qhubeka mntanam ungathuli kubi futhi lento ixhaswa nangabefundisi abadala

  • @fezekatsiba4264
    @fezekatsiba4264 25 วันที่ผ่านมา

    Yhooo ndikuva kakuhle ENKOSI MZALWANNE

  • @PrincessHlafu
    @PrincessHlafu หลายเดือนก่อน

    Njeke ngane yam siyela ukuzwa izwi esontweni hayi imihlabelelo yo sisenkonzweni yokuhlabelela hlabelela nawe

  • @majorvevomejoane5800
    @majorvevomejoane5800 ปีที่แล้ว

    Magejageja makes no sense Evangelist, time to for teaching is crucial and it's important that we also spend time teaching doctrine but that doesn't mean super imposing magejageja hatred of dance in believers.

  • @andilefunda6186
    @andilefunda6186 ปีที่แล้ว

    Swuya countarisha manje ausatitshi lizwi kahle you are now inspired by him. Ours is to teach and preach not to caounta act athers

  • @nonontselemam2413
    @nonontselemam2413 ปีที่แล้ว +3

    QHUBEKA MVANGELI SIYABADINGA ABAFANA NAWE UNKULUNKULU AKUBUSISE

  • @kabelomavundla334
    @kabelomavundla334 ปีที่แล้ว +1

    Eka Magejageja indaba istraight forward ukuba ukhonza owakhe unkulunkulu, same as Rhadebe and Shembe. They have got nothing to do with Jesus Christ our saviour. So whoever is against Christ is anti-christ.

  • @fusiflorence8123
    @fusiflorence8123 ปีที่แล้ว +2

    I respect you,I don't know you,but wow,

  • @siviwemadikizela9469
    @siviwemadikizela9469 8 หลายเดือนก่อน

    Back to worship and prayer and labour in doctrine

  • @prudencembongwa3230
    @prudencembongwa3230 ปีที่แล้ว +2

    So thina bahlabelelisi must not serve the Lord.Zikhona izinsuku zokufundiswa during the week.There akugidwa kuyadunyiswa (worship songs) kukhhulekwe after that sihlala phansi sifundiswe ,on Saturday s we are taught and allowed to ask questions on things we don't understand.Sunday yithi abahlabalelisi esigidisa abantu nhokusizwa iNkosi .Enye into angiboni kuright ukulalela umuntu ngoba ufuna ukumphikisa,impi ekaJehova.Isikhathi sesisondele futhi sesiseduze singalibali iminako yalelizwe

    • @moyisikilili697
      @moyisikilili697 ปีที่แล้ว +1

      Angsazi ke manje ngoba into ekhulunywa hu sphamandla yenza I sense, futhi nawe ukhuluma i sense .. masikhuluma iqiniso izwi siyalidinga, nomdanso siyawudinga futhi ngoba abanye bethu asiyi koma tarven.

  • @BongaBonga-bz6rm
    @BongaBonga-bz6rm ปีที่แล้ว +2

    Very profound, we live in an dispensation that are lazy to ready.

  • @JabulileSkosana-u2m
    @JabulileSkosana-u2m ปีที่แล้ว +3

    The truth in this!

  • @sivuyilesituli6078
    @sivuyilesituli6078 ปีที่แล้ว +3

    True my brother, let's be a generation with the hunger to teach to be taught.
    From EL

  • @lindiwevilakazi8102
    @lindiwevilakazi8102 9 หลายเดือนก่อน

    Kufane nasesi skolweni uyena ulwazi not ukucula

  • @aviwepiyose3916
    @aviwepiyose3916 ปีที่แล้ว +2

    If it makes sense then you are in for it😂😂😂

  • @NokuthulaButhelezi-y1w
    @NokuthulaButhelezi-y1w 2 หลายเดือนก่อน

    UKhulile Hlatshwayo.ngikwaz usemncan uShumayel nobaba uJobe.nosis Hlengiwe.ngikukhumbul uhamba nobhuti omdala eskolen.usuthembe yena.ngikuthanda kakhulu uyisibonelo❤🎉😊🎉😊

  • @LoveJesus-gm1vz
    @LoveJesus-gm1vz ปีที่แล้ว +1

    Bamba nali ithambo bafo eyi iqiniso elimgaka,ngathola umusa nami ngahlukaniswa nabagidist yhooo ngangikukhonze kabi ukugida ivangeli ngingenalo ngingaliqedisisi,sinamandla isikhonkwane sakho mnumzane

  • @sunflawa
    @sunflawa ปีที่แล้ว +8

    This is wisdom... some of the weapon the devil uses are not clear... Nothing wrong with Thomoyi and dancing... but there must be enough time to teach

    • @humblebeginningstv917
      @humblebeginningstv917 ปีที่แล้ว

      Umoya wobungoma entsindisweni it's bullshit how does it edify the body of Christ ...

  • @SandisiweMzingelwa
    @SandisiweMzingelwa ปีที่แล้ว +4

    Yazi mna I grew up believing in Christ and only Christ, but after listening ooMageja and ooAbba Amlak I began to understand my true self, not what the white people has instilled in me as a black person...I still believe in Christ but I'm in a journey of going back to my roots and serve God using my ancestors.

    • @Stephenzangwa
      @Stephenzangwa 4 หลายเดือนก่อน

      Ulahlekile but i hope wabuya ekulahlekeni kwakho

  • @khanyibuthelezi2298
    @khanyibuthelezi2298 ปีที่แล้ว +3

    Amen.ngikuzwa kahle kakhulu.

  • @bakoena82
    @bakoena82 ปีที่แล้ว +1

    Viva Magejageja,Hadebe(Uzwi Lezwe) et al...👏👏👏

  • @sihlengcobo5506
    @sihlengcobo5506 8 หลายเดือนก่อน

    Sewakhula kangaka Mfana

  • @sazingcamu9783
    @sazingcamu9783 10 หลายเดือนก่อน

    Inkinga yenu is that everything Christian thinks it's competition... Not always it's about to compete with Christian but it's about the truth

  • @sibongilegee691
    @sibongilegee691 ปีที่แล้ว

    Siku competition kanti? UJesu uyindlela.....i think you are "captured" by the belief yama missionaries. Hamba ushise impepho emsamo bese uyolala mnumzane

  • @bhekisisayeleni6249
    @bhekisisayeleni6249 ปีที่แล้ว

    Kusengenzeka omnye umntu ayobukela ama video kaMageja...bese bayaduka balandele iimfundiso zakhe,bamshiye uKristu,in other words:wrong example about Mageja. I think he should have just told us what to do and not to do without mentioning non born again man, a man who is against the word of God big NO.

  • @muzinzimande6620
    @muzinzimande6620 ปีที่แล้ว +1

    Thank you. Ushayile nceku.

  • @ThokozaniMngomezulu
    @ThokozaniMngomezulu ปีที่แล้ว

    Inkinga ekhona enhlabeni noma ngase nkolweni .ukuth asiyazi ukuth inkolo iyini .coz amabandla baningi but akhuluma ngokungafani meaning .asikawuboni umbuso kankulunkulu ngoba sisaphikisana ngeyibhayibheli .into engifundile ekuphileni kwami ukuth sididekile ngenkolo .asimazi ukuth unkulunkulu udingani .asimazi ukuth ungubani .ingakho silwa kanjena sidukile .sizibona sengathi unkulunkulu siyamazi .kant mele simfune .simcele abe kith ukuze siba nendlela yokuza kuye .manje abantu sebenza unkulunkulu ngathi uyisitolo sakhe .asingam owni ujehova .asimdumise.sikhulume into eyodwa izinkonzo ziningi njengama politicians .ziyaphikisana aybo

  • @skhumbuzondlovu7132
    @skhumbuzondlovu7132 ปีที่แล้ว

    Angeke vele bakuzwe abanye bt, ngiyaca kuthi uzama kusivusa ngoba wona amaphutha akhona bakithi kithi abazalwane,umanje siya kuma debate siyahlulwa yilabantu abafana nomagejageja,isizathu siyafunda bt asifuni kufunda ngokungaphezulu.

  • @siviwemadikizela9469
    @siviwemadikizela9469 8 หลายเดือนก่อน

    Andazi yhi tomoyi evela phi lena its replacing worship and nomthandazo

  • @VusiSibeko-h3b
    @VusiSibeko-h3b ปีที่แล้ว

    Uyamangaza wena.lomuntu who is fighting abazalwane he make sense to you.go and join him.

  • @skhumbuzondlovu7132
    @skhumbuzondlovu7132 ปีที่แล้ว

    Mhlambe ke kosidiza kwazi kuthi njengoba sikholelwa ku jesu ungubani yena jesu, simazi kangakanani, and labake abasizalayo umabefa baphenduka babe ngobani, sihlilaniseleke,amadomoni wona avela kiphi na!

  • @MeisieMotshweni
    @MeisieMotshweni 8 หลายเดือนก่อน

    That's true uku gida kwani ebandleni Luka kristu leskhathi kugidwa lapho yiskhathi ama sathanist athola Mandla okuziyenzela e bandleni Amen Pastor Praised the Lord

  • @cathrinemocheko3239
    @cathrinemocheko3239 ปีที่แล้ว +3

    I hear you brother Amen, and Amen very powerful

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

    Which religion are true according to the Bible in this world? Because many religions are not true according to the Bible, Mathew 7:21-23,24:24,1jonh 4:1.

  • @kabelomavundla334
    @kabelomavundla334 ปีที่แล้ว

    Eh mfowethu Hlatshwayo, I just want to know what is your take regarding the teachings and the operation of Prophet Ralekholela now.

  • @vammashangase5908
    @vammashangase5908 ปีที่แล้ว

    Kuhle ke, usekhulile useyayibona lento yokusukumisa abantu uma ushumayela ubanga umsindo yiyo le sometimes engayenzi sense, but all in all he is 100% right. Asibonge

  • @msawenkosimakhanya1458
    @msawenkosimakhanya1458 ปีที่แล้ว

    Yebo Spha iyiqiniso le, uJesu uthi uma ethuma abapostoli go and make every nations my disciples and teach, uJesu wayehlala phansi afundise, more than 5000 people abondla ngezinkwa ezinhlanu babezofunda izwi kuJesu, uPaul wafundisa ngelinye ilanga kwaze kwawa insizwa eyayihleli ngasefasteleni yafa wayikhulekela yavuka, kufundwa.

  • @masterq6967
    @masterq6967 11 หลายเดือนก่อน

    bhuti angikwazi but waze walikhuluma iqiniso 🙌🙌🙌🙌🙌🙌

  • @ceciliakamanga8050
    @ceciliakamanga8050 3 หลายเดือนก่อน

    Is true lets be aware, cause the word is important nothing else😢

  • @deesiile5671
    @deesiile5671 ปีที่แล้ว

    Ngikuzwa kahle kakhulu, in fact it's an eye opening,

  • @VusiSibeko-h3b
    @VusiSibeko-h3b ปีที่แล้ว

    Yini enifundisa labantu ukugida ematendeni wenu,after u blame them

  • @yonelasidlai8368
    @yonelasidlai8368 ปีที่แล้ว

    Umdala Sphamandla mfethu, i alwysa say this abazalwane balwe nam as if ngimela okumelana nezwi lika nkulunkulu.

  • @tmbrightfuture2023
    @tmbrightfuture2023 ปีที่แล้ว +4

    Someone who speaks sense! Believers do not want sound doctrine.

  • @miltongazu8086
    @miltongazu8086 ปีที่แล้ว +1

    Hlatshwayo ngiyakuzwa mfana wami

  • @KungekaMashalaba
    @KungekaMashalaba 7 หลายเดือนก่อน

    yhooo umdala Spha miss you come to P.E qhubeka nelizwi likaThixo

  • @amafanisa2446
    @amafanisa2446 ปีที่แล้ว

    Sphamandla mfowethu ngiyabonga ake ngigcine la ekutheni ngiyabonga wena uzokula ube indoda.

  • @shielamkhize6118
    @shielamkhize6118 ปีที่แล้ว +1

    True my brother time is not on our comfort zone

  • @SibongileNcube-ci8vf
    @SibongileNcube-ci8vf ปีที่แล้ว

    Yes you're telling the truth some of us we are going to the church to enjoy music , to see the fashion and to show off our richness

  • @miltongazu8086
    @miltongazu8086 ปีที่แล้ว

    That is a mere truth,ngike nguluma ngayo kwangathi ngiyagula.eyi nansi into edingwa yibandla lalamuhla

  • @siviwemadikizela9469
    @siviwemadikizela9469 8 หลายเดือนก่อน

    Ndikuva kakhle nceku ka Thixo utsho khona kodwa lena makejeje yona will never make sense to me ngoba ngu antichrist . You have a point though my brother

  • @NkosingiphileTimbane-hs6dr
    @NkosingiphileTimbane-hs6dr 3 หลายเดือนก่อน

    Amen kuyezwakala nkulunkulu akukhulise

  • @zandilezondo8515
    @zandilezondo8515 ปีที่แล้ว

    you want to sound wise by saying Magejageja is making lot of sense?

  • @PrincessBongekile-ni6nz
    @PrincessBongekile-ni6nz 5 หลายเดือนก่อน

    ❤❤

  • @VCaleni
    @VCaleni ปีที่แล้ว +1

    Mvangeli yinyani Bafoo

  • @AdelaideKweyama
    @AdelaideKweyama 8 หลายเดือนก่อน

    God is with you.Praise God.❤️❤️❤️❤️❤️❤️

  • @mandisagqada6194
    @mandisagqada6194 ปีที่แล้ว +2

    This is powerful yhooooo

  • @tsatsimmv-od1wc
    @tsatsimmv-od1wc ปีที่แล้ว

    😂😂😂 ngempela yaz

  • @nonkululekomkhize6778
    @nonkululekomkhize6778 ปีที่แล้ว

    Ugide ulale 😅😅

  • @PhumlaDukiso-qi2iv
    @PhumlaDukiso-qi2iv 3 หลายเดือนก่อน

    Good teaching ,masifunde sifundiswe

    • @phumezamandzingana3464
      @phumezamandzingana3464 2 หลายเดือนก่อน

      🙌🙌God bless you man of God phambili ngevangeli lika yesu krestu inkosi yethu eyahlushwa ngenxa yezono namatyala ethu siyabonga kubawo 🙌🙌🙏

  • @QhawekaziMzimkhulu
    @QhawekaziMzimkhulu 4 หลายเดือนก่อน

    🎉 amen 🙏 hlala nditsho eii 🙏🙏🙏

  • @siphomichael5190
    @siphomichael5190 ปีที่แล้ว

    That's clear my brother

  • @nokuthulatshazi3122
    @nokuthulatshazi3122 ปีที่แล้ว +1

    You are making sense young man.

  • @JamesMabaso-h3x
    @JamesMabaso-h3x 11 หลายเดือนก่อน

    So true my brother

  • @bathshuaeternity3816
    @bathshuaeternity3816 11 หลายเดือนก่อน

    God is God alone

  • @FunaZakheMarketingTV
    @FunaZakheMarketingTV ปีที่แล้ว

    Siyabonga bhuti🙏

  • @LivingWord_with_Kazi
    @LivingWord_with_Kazi ปีที่แล้ว

    Louder please!!!

  • @NeoMoshao
    @NeoMoshao ปีที่แล้ว

    This is powerful

  • @tgamda
    @tgamda ปีที่แล้ว

    Idilamasayi 😂

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 ปีที่แล้ว +5

    Lutho bafo ujesu akahlangani nabantu abamnyama umagejageja uqinisile inkunzi umagejageja

  • @nonontselemam2413
    @nonontselemam2413 ปีที่แล้ว +1

    AMEN YIQINISO LELO SIYABONGA

  • @bhekaninhleko3696
    @bhekaninhleko3696 ปีที่แล้ว +2

    True man of God

  • @ThabisoDlungwana
    @ThabisoDlungwana ปีที่แล้ว

    This makes sense and ndiyakuva mna

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 ปีที่แล้ว

    Mfhiim

  • @mondentleko8735
    @mondentleko8735 ปีที่แล้ว

    100% truth

  • @kwazisikobindlovu-mb2vi
    @kwazisikobindlovu-mb2vi ปีที่แล้ว

    It makes a sense again

  • @mknnohanyaza-tc1mo
    @mknnohanyaza-tc1mo ปีที่แล้ว

    True

  • @gmankhondlo1803
    @gmankhondlo1803 ปีที่แล้ว +4

    Magejageja is not making sense to me, akaliqondi i Bible, niyafana nje naloyo magejageja.

    • @bonganikheswa8537
      @bonganikheswa8537 ปีที่แล้ว +1

      I would have said, he is making sense to his audience.

    • @bonganikheswa8537
      @bonganikheswa8537 ปีที่แล้ว

      But guys, can you say someone is making sense without agreeing with that person 🤔?

    • @hopewellmngadi8042
      @hopewellmngadi8042 ปีที่แล้ว

      Ayikho lento aychazayo umfwethu I'm sorry to say.

  • @MaDlamini_Samke
    @MaDlamini_Samke ปีที่แล้ว

    I always say🙌🙌🙌

  • @thembitshabalala8231
    @thembitshabalala8231 ปีที่แล้ว

    My God bless you bafo

  • @ayandakosani5193
    @ayandakosani5193 ปีที่แล้ว

    Amen

  • @luzukoboya4578
    @luzukoboya4578 ปีที่แล้ว

    Hallelujah 🙏 men of God ndikuva kakuhle mna