cha mina i enjoy ukubona uthixo even if ngiguqa ngibeke ubuso phansi aze andlule but that feeling we all feel mayendlula i love that , ukumlandela ehamba ngonyawo siya entabeni is everything manje masesingaluboni eish ,,,,kodwake siyabonga amen
Sometimes kuhle ukuhlala phansi amazwi if engafikanga 🤞 hau sekuzoqala lento embi yokufihlelwa u Shembe abantu ngoba banda kangaka akusamele bembone Shembe ay mfundisi ngeke
siyabonga 👏 mfundisi uNtombela engath bangezwa abantu,izimbenge 🙌ziwuNkulunkulu 🙏🏼Uqobo uShembe uNyazilwezulu ⚡🙏🏽 uyadinga ukuphumula ngempela,Mina kusuke Kuphelelisiwe ukunikela embengeni💫✨✍️
Angikhonz kuleli bandla kodwa ngyayizw eshiwo umfundisi❤
Siyakuzwa mfundisi 🙌🙏and ku mele nkosi 🙌🙏yethu izwele ithini but ke au makuyiwa khenani sijabuliswa khona ukuhamba naye nkulunkulu wethu🙌 nokuba sihambe uhambo oluhle 🙏 cela ningasincishii unkulunkulu wethu 🙌😓😢
Amen ✡️ 🙏 Shembe
Ameeen siphola sila kude e Zimbabwe simemeze ngokholo siphile uyesabeeeeka Ameeen ❤🙏
wow, where about Zimbabwe?
Linjani ukuba kude ithempeli lapho? Mina ngisempumalanga, ngihamba elite kakhulu ibanga ngiya ethempelini. Angiyiphathi eyomhlangano, ikude eminingi
Kuphi neMpumalanga?
@@EBuhleniIsezulwiniLethu enelspruit. Mancane amanazaretha la. Uhambo olujwayele ukuhanjwa, olagoli nasekwandeni. Nakhon kuhamba labo abambalwa, akwenzeki kuphume amakhumbi njengakithi
cha mina i enjoy ukubona uthixo even if ngiguqa ngibeke ubuso phansi aze andlule but that feeling we all feel mayendlula i love that , ukumlandela ehamba ngonyawo siya entabeni is everything manje masesingaluboni eish ,,,,kodwake siyabonga amen
Shembe uze usikhumbule 👏🙌🏽
"UNkulunkulu osezulwini akanamsebenzi walutho" kwasho uShembe ingakhok sithanda ukumubona umfundisi uyageja
Manazaretha kmele nifundiswe ukuthi u amen ushiwo nini. UMfu. Uthi inkosi uNyazilwezulu luyasithanda thina asiluthandi Nina nithi Amen!!! NGYADUMALA Uma ngizwa lokhu.
Ngifikelwa uValo mangizwa lenkhulumo yazi yonke lento ubaba lona ayishoyo ngike ngayibona ngilele ekhuluma Into echishe Ifane le
Umusa ka Shembe uyingozi
Ameeeen
Siyabonga kakhulu nge- appload, keep up the good work❤️❤️❤️. We will support the channel and share your content
Thank you so much 🤗
Sometimes kuhle ukuhlala phansi amazwi if engafikanga 🤞 hau sekuzoqala lento embi yokufihlelwa u Shembe abantu ngoba banda kangaka akusamele bembone Shembe ay mfundisi ngeke
sebefuna ukudla iminikelo ngama plan
@@sizwelungani8057 Nawe mawungazi uzoCommenta uthini, kuhle ukungacommenti.
Yazi ngizithandela nje u Shembe angikangeni okholweni ngokuphelele, kwamina bengith usesifihlel u Shembe kodwa kuningi angenzele kon ngila emjondolo wam elaph ahlezi khona, kant nom ngyovakash emzini kaNkulunkulu angikaze ngiqondane naye kodwa engikucelayo ngyakuthola. Indab enkulu le bafowethu singayiphoxi, sisatheng is isbindi sokuyihamba le ndlela, nina eseniqalile iphatheni kahle
Ngisacela ningipha number kaMfundisi Ntombela yocingo
Uqinisile umfundisi
Impela, nami ngiyamvumela. uShembe uyintandane akanamngani akanamkhulumeli.
Cha ngiyamuzwa uMfundisi but okokuthi masiya eKhenana uBaba angahambi nathi ayi is not make sure sebefuna ukugila imikhuba
Imikhuba yani? Wena uyathanda ubaba uma eshiswa ilanga enethwa zimvula?
Aybo manje umfundisi uthi uShembe akatshelwe yin ukuth enzenjani angenzi njani. Singoba thina ukuth singatshela uShembe ukuth ahambe ngemoto uma kuyiwa entabeni. Siyawaz yin umsebenzi kaShembe ukuth singamtshela ukuth awenze kanjan umsebenzi wakhe sith akathathe iskhath esingaka enza umsebenzi wakhe athunywa wona uNkulunkulu. Ngiyadideka, ngicaciseleni
Yebo kumele simtshele uma simthanda. UShembe kuphela onyusa uhambo aphinde alehlise. Thina siyakwazi ukudoja sometimes, yena akakwazi. INkosi uThingo ibihamba ngemoto nje, still kube mnandi. UShilo uBaba evala eBuhleni wathi akekho ongizwelayo, ilanga liphumela kuye, nemvula ngokunjalo. Ay asimthandi thina uShembe.
You are wrong. Ngeke utshele uSHEMBE ukuthi akenzeni. UNYAZI Lwe ZULU uNkulunkulu wethu ⚡ methanda ukungena emotweni uyangena kodwa, ngeke atshelwe ithina ukuthi akenzeni. Kanti isuke ithini iMbongi mayithi" UMENZI AKATHUMELI UYAZENZELA" angeke utshele uNYAZI ukuthi alwenzeni. You are right mfoka Hlongwana. Ng'yabonga.
Ugejile la umfundise mpela nje
@@EBuhleniIsezulwiniLethu Siyanibongela u Jehovah uniphile
@@thobaningubo1200 Nami kodwa ngamuzwa ethi,"Anisangizweli"
Amen 🥺❤️🙏
Kwavela ukukholwa okuncane nokukholwa ngomuntu emakholweni,kanti nibuye nikobane nibagade nabangayazi into abayisukumelayo😂😂😂ningathini ukuthi untombela lo umsula ngaphezu kwalendoda enithi ingcwele ngoba bobabili basezweni lasemhlabeni nalo enithi ungcwele uyahluthuka koda athi esehluthuke enjalo waqumba waqalekisa mayeke wama embombeni nithi uyigcwele😂😂😂
Cha uyakhuluma khona, inkinga iSense kulento oyibhalayo ayikho😎
Ngibonga ngob awumthuki Dade, unenhlanhla wen ngob uyabuza, uzoythol impendulo. Nami angikholwa khona kodwa cha uyangithanda nangu u Nkulunkulu, ungesabi ukumphikisa mawungakholwa kuye, uyaziphendulela njengowayekhon uzalwa
Anoke nihlale phansi meningazi ukut nifuna ukuthini
Amen
Kwadilika oNondindwa ePoint lool
Lol
Beku March 10 lo? 😀
Cha, inkonzo ibingo 11 March
Ay 🚮
Usolani?