Social media houses hayi ziyayibulala mpela i ANC because you don't get the response of the regional and provincial leadership, you only get criticism of the ANC kuphela and elevate other parties
Okwehlela i ANC ingenxa yegazi labaholi abafa bebulawa ngenxa yokudayiswa abanye abaholi bayo futhi I ANC baningi abaholi aba ambushwa kubangwa amandla this a long living story and history of ANC i rest my pen here...
Too late to cry a tear! The SG Fikile Mbalula has summoned all members of the KZN ANC PEC for a meeting with the NWC this coming Sat. 30 Nov. 2024. They surely will be disbanded and replaced by an interim structure.
Umuntu osadefender u ANC kuleskhathi unenkinga yenqondo crc uqinisile ugogo uma ethi udinga I new build up u ANC kwazulu natal istructure sabo siyabheda
In just over two years Ibrahim Traore of Burkina Faso has made massive changes to improve the lives of the people of Burkina Faso whilst the ANC has been in power for just over 30 years but the country is collapsing at an alarming rate
ngiyi anc kodwa kade laphela uthando lwayo ngendlela ekhukhumele ngayo ngiyanibonga bantu besifazane ukulimela iqiniso telling the truth breaks no friend ship ngiyamuzwa umhlonishwa uma ethi anc is so discipline uma kunjalo why duma during mbongeni ngema memorial service was so rude ianc uhulumeni ongapezu kwabantu why baba mdletshe oyimbongi yesilo was abused by leaders of anc why anc got 17 percent ihlazo baze badlulwe inkatha but umhlonishwa usaqhubeka ngokuthi ngakubo eclerwood ave ithandwa i anc engabe ulingisa lamafemales alikhulumayo nje iqiniso ukuthi anc should humble itself babazi abantu bangababukeli vphansi ikonake loku nisibulalelavi anc ngoba aniwaboni anaputha enu shukuthi intelligent people in anc its only females
Nisazohamba nifundisa Abantu nge GNU????, cha!! Nisazohamba Ni xhaphaza Abantu nge GNU,,,,nizo Pusha uthula ulalele we GNU for five years???niyo xhaphaza uzinkukhu nezinkomo namatshwele enu,not Thina ma MK amahle green like trees 🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲 to 🌲 =15 December to first January 2025, I
Ngiyezwa nje I ANC ithi ifuna ukuzakha kabusha la e KZN izolandelwa ubani bazoyakhela bani ngoba bonke abantu sebejoyine I MK. Ayikhohlwe I ANC kuphelile ngayo umuntu ongasile ekhanda osalandela I ANC futhi ife kakhulu ku Ramaphosa angazi ukuthi bamesabani laba abasesigungwini sakhe ukumehlisa
I feel you bhuda......and I think abantu bafuna uZuma because he is Zulu which is shit ngoba culture/race/language has nothing to do with efficiency we just want efficiency in service delivery 😢😢
Now I understand where the issue is may be you need to take top 5 from each branch for the political education ukulekelela unobhala intle lento eniyenzayo eThekwini region sebenzisani nayo I veteran eyalwa kunzima ingekabikho imali ilwela ukuba yi South African Citizen nje I miss my region Aluta CONTINUA
We don't want the GNU , how can you liberation SAfrica but sleeping in one bed with oppressors. Niyadlala nje ngabantu nina. Ifactions ziyimoshile iAnc anikwazi kwakukhetha a competent leader ninyolukile qha mfxxxm
Nobhala wase ward 13 I hope you will go back to your branch and share what ANC has taught you unless you want the Region to do you jab at the branch level
Social media houses hayi ziyayibulala mpela i ANC because you don't get the response of the regional and provincial leadership, you only get criticism of the ANC kuphela and elevate other parties
Bafo ukhuluma into engekho buka wonke amavideo b4 uphawule th-cam.com/video/vQShuGk9P7g/w-d-xo.htmlsi=YMeJjT-QcVOdmQyh
I vele lento kudala yafa, yafamhlani votela leli sellout ,yaqala ukufalapho ,akuna ANC ezovuka lapha ongaboni uyazenzisa
@wandilenomafu7611 hahaha 😂😂😂😂😂😂😂
@@wandilenomafu7611kofa wena kuqala
@@wandilenomafu7611true
Viva gogo uflorida ❤❤❤❤❤
Walibeka mama iqiniso uma uthi "ABANTU SEBEYAYENYANYA ANC"ngenxa yamanga.
Mk is waiting for you good people nokhuluma kuze tsheke umlomo sadiyiswa dala lana
KwiiGuptas
Stellenbosch mafia
Zuma still wants to be anc wena uthi thina masiye kuphi
Ayife iANC sizokwazi ukuphila. Umsebenzi wayo kwakukuqeda Apartheid hayi ukusiza abantu. Sesidinga ezokwazi ukusiza abantu and not ukuvikela amalungelo abelungu
Asilutho thina kufuneka amavoti ethu, sivotelani akuvote abokufika ngoba vele kuthandwa bona, lonakele izwe esalilwela kanti silwela ukuthi abokufika bacebe yikho sebesidelela ezweni lethu
Okwehlela i ANC ingenxa yegazi labaholi abafa bebulawa ngenxa yokudayiswa abanye abaholi bayo futhi I ANC baningi abaholi aba ambushwa kubangwa amandla this a long living story and history of ANC i rest my pen here...
💯%☑️abanye babo bashiwa ekudingisweni leyonto iyoyishaya iyiqede
abantu abadingi ipolitical class kodwa badinga i service delivery
🎉🎉🎉🎉🎉
Ngaze nganithanda bantubesifazane niyalikhuluma iqiniso ngathi ngabe nisepalamende niyomela uANC longasathandwa ngabantu ngenxa yabantu abathengisa ngeqiniso ngenxa yezisu zabo
Too late to cry a tear! The SG Fikile Mbalula has summoned all members of the KZN ANC PEC for a meeting with the NWC this coming Sat. 30 Nov. 2024. They surely will be disbanded and replaced by an interim structure.
Gogo Florida...yiNdlondlo neSilo sawo Gogo Abanesibindi🎉🎉🎉
A.N.C yamaxoki nabadayisi besizwe nabadayisi besizwe awuhambe lo A.N.C wamaxoki 👎👎👎
Unesibindi lomama, nkosi uzumgcine ❤
I feel sorry for Abantu abacabanga ukuthi kukhona inhlangano engasiza umtomnyama ngaphandle kweMK
Aw iMK yani. Ngoba kudlalwa iPolitiki nje
Khohlwa gogo ngeke usalunga uANC Babuye balahla ngesikhathi benza iGNU enamabhunu phakathi
Kuzolunga lestokfela saseNkandla
😂🤣😂@@SphamandlaKheswa-d8y
Ngibona sikhula istokfela saseNkandla sikhula.Anc ididekile worse seyahlangana neGANU😅😅😅@@SphamandlaKheswa-d8y
Umuntu osadefender u ANC kuleskhathi unenkinga yenqondo crc uqinisile ugogo uma ethi udinga I new build up u ANC kwazulu natal istructure sabo siyabheda
Exactly my point,this lady she is very good in explaining accountability of deployd members to organization
Bantshele gogo wezwe ❤❤❤😂
Siyabonga mama I anc masiyithumele emyezweni we zilwanyana .anc must go museum the bettter
hahaha, conflict of interest. you nailed it, gogo
In just over two years Ibrahim Traore of Burkina Faso has made massive changes to improve the lives of the people of Burkina Faso whilst the ANC has been in power for just over 30 years but the country is collapsing at an alarming rate
Engabe nilibalisa obani manikhuluma nge ANC kanti IGNU iyini nase nikhuluma into engekho hlukanisani GNU ne ANC ziyoni
UZelle uzonichazela nge GNU uzonibiza maduze 😂😂.
😂😂😂😂
😂😂😂
😂😂😂😂
ngiyi anc kodwa kade laphela uthando lwayo ngendlela ekhukhumele ngayo ngiyanibonga bantu besifazane ukulimela iqiniso telling the truth breaks no friend ship ngiyamuzwa umhlonishwa uma ethi anc is so discipline uma kunjalo why duma during mbongeni ngema memorial service was so rude ianc uhulumeni ongapezu kwabantu why baba mdletshe oyimbongi yesilo was abused by leaders of anc why anc got 17 percent ihlazo baze badlulwe inkatha but umhlonishwa usaqhubeka ngokuthi ngakubo eclerwood ave ithandwa i anc engabe ulingisa lamafemales alikhulumayo nje iqiniso ukuthi anc should humble itself babazi abantu bangababukeli vphansi ikonake loku nisibulalelavi anc ngoba aniwaboni anaputha enu shukuthi intelligent people in anc its only females
Shame aliboni ukuthi amasela yiwona enza I Anc Yaba kulenkinga
Nisazohamba nifundisa Abantu nge GNU????, cha!! Nisazohamba Ni xhaphaza Abantu nge GNU,,,,nizo Pusha uthula ulalele we GNU for five years???niyo xhaphaza uzinkukhu nezinkomo namatshwele enu,not Thina ma MK amahle green like trees 🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲🌲 to 🌲 =15 December to first January 2025, I
😂 why did you cancel the second Mama 😅 besa gwaza ngeqiniso
People are involved in politics not to liberate black people but for their stomachs and to push different agendas 😮
Phezukwabo gogo uflorida, gwaza mkhonto 😂
UMUNTU OMNYAMA KUYAMEHLULA UKUPHATHA HAYI IMALI IYADLIWA NJE
Amakhansila anyolukile liba ngunobhala njn lisoyiswa ngulo msebenzi wakhe wobukhansila yho o banyolukile abafuni nika abanye chance umntu abengukhansila for 4 terms bokwa akenzinto qha udla imali yedevelopment
Ngiyezwa nje I ANC ithi ifuna ukuzakha kabusha la e KZN izolandelwa ubani bazoyakhela bani ngoba bonke abantu sebejoyine I MK. Ayikhohlwe I ANC kuphelile ngayo umuntu ongasile ekhanda osalandela I ANC futhi ife kakhulu ku Ramaphosa angazi ukuthi bamesabani laba abasesigungwini sakhe ukumehlisa
Mfwe2 leli iqiniso abalisabayo ukulikhuluma laba abaxolise ku msholozi usengabaxolela ...bamusaban umbalula no rama
I agree with comrades we are electing comrades they political Monga you can occupy 2 powerful position
IGnu iyona eCompromiser iStatus se Anc ngeke ilunge indaba ye Renuwal.Khohlwani bafowethu
Ay ngeke ngempela
Injalo yonkindawo nakhona la eGauteng Secretary , Chairperson service delivery Dololo😮
Abantu ku anc abamfuni uramaphosa ngabe niyakholwa boma.anikholwa.mhla.wehla.nobonake anc le.enithi niyayfuna
I feel you bhuda......and I think abantu bafuna uZuma because he is Zulu which is shit ngoba culture/race/language has nothing to do with efficiency we just want efficiency in service delivery 😢😢
Ngaze ngakuthanda dade wethu. Lihle iqiniso
Corruption in the ANC is killing the organization. 😊
Corrupt people are
Nazihluphekisa umkhonto ukhona, magogo woza kwi MKP kunesizotha uthando nobuholi obuqotho🖤💚🫡
Jikijela mkhonto 🎉🎉🎉🎉
Gwaza mkhonto
🫡
✊
The only successful campaign before elections which Anc can do and amass support is service delivery. Period.
Wade walikhuluma iqiniso mama batshele. Yize sokulate bayibulele i anc
Bakhuluma bodwa laba. Futhi for fun
Renewal kanjani kunonobhala abangakwazi ukubhala. Osihlalo abangakwazi ukukhuluma amaBEC members wabo obhululu babo. ANC ngeke isalunga isimome inqwaba yabantu abangawazi futhi laba abangawazi ibona abaholi bawo. Umakufa uzalukazi neANC... GNU yokunuka Nidayise uzwe maqabane kaTambo
Nizoyichaza niyithini into ewumfela ndawonye nabacindezeli?
Eyi 😢
Sekuwukuziduduza nje aysekho eye ANC lokhu kwangempela futhi
Cc AMABELE ABUKWA YIZWE
Akuhlukene nokuhamba nqunu
😮😮 awukahle boooo 😅 ngeqiniso
Very good Mama uqinisile, le ANC ayikaxeleli mntu nge GNU, bazawuxelela abantu nini nge GNU ?
Akuna GNU ebazoba xelela ngayo laba.. they don't mean anything to the market's. All that they are, they are slaves that's all that the markets see.
ANC UYADINGA UKUZIHLANZA NGOKWEQINISO.INKINGA YAWO BUSUNGAMABHOSI,ABANTU UNGASABAZI UKUTHI BAYINI,USUPHENDUKE OMAZICEBISE,UFUNE KWAKHANSELA LAKHO EVEN PHANSI KWAMABHENTSHI UNGALITHOLI. UTHEMBISE INTO OWAZI KAHLE NGEKE UYENZE. UDINGE USIZO NJE OLULULA BT UKHONJWE LAPHAYA UTHI UYAKHONA UPHINDISWE LE.CHA ABAZIHLANJE BANGAGCINI NGOKUCULA NJENGOBA BENZA
Syabonga wakhuluma kahle Mama
Ngiyayanidabukela nkosi yami nidlala o Duma no Ramaphosa
What to understand about ANC is how to be corrupt
Nenzeni guy's nini kuphi shame NKOSIYAMI
How do you build something that is already buried
Now I understand where the issue is may be you need to take top 5 from each branch for the political education ukulekelela unobhala intle lento eniyenzayo eThekwini region sebenzisani nayo I veteran eyalwa kunzima ingekabikho imali ilwela ukuba yi South African Citizen nje I miss my region Aluta CONTINUA
Bongani uMsholozi uzovusa uMkhonto, ngobalento enaniyizabalazela yiyonalena ephethwe ngumkhonto ozolungisa amaphutha enu, ukubebenihlakaniphile, ngabe nivala lento nonke niyekumkhonto, niyo corrector ama mistakes
Uyeza uDuduzane naye uza nabakhe akade belindile😂😂😂
I GNU ibathathele konke, ifile i ANC gogo
I anc ayivanga kuzofa nina ma mk
Ungahlangana kanjan nama oppressors omunt omnyama ulale mbhede munye nawo umbhathe nawo 😢
@@DeirdreWilliams-wh1ibawuuuu awubona kusho ukuthi awukho kuyona abakuyona naba la sibanuka basemlindelweni kumanje kufiwe mmmm shwele
Culture of any party yi discipline commitment and responsibility unyanisile lo mfo
Ayikho ekaANC ayiphele , ihlathi😮
Wiiiybo
NguMKP kuphela gogo owenza lowomsebenzi wokwakha kabusha iANC. Yingakho ethi uyoze afe eyiANC.
Uyagadla mama uthini umphakathi Kkkkkkkk awusalifuni umphakathi
gogo uzoluthoka usizo kwimkp ayifuni mtodala akhiphe uzinyembezi mtodala yahlonyiswa kwimkp
Poor people they have already been sold they are just DA subjects coz basalele bedlala ramaphosa mxm
Good gogo ngege ba thathe umdende
Amanga tell them gogo
Gwaza florida gwaza😂😂
Ayikho into ezokwa oDuma la
We don't want the GNU , how can you liberation SAfrica but sleeping in one bed with oppressors. Niyadlala nje ngabantu nina. Ifactions ziyimoshile iAnc anikwazi kwakukhetha a competent leader ninyolukile qha mfxxxm
She is telling the truth as is good good Gogo
Bazombulala lo sisi😢
Abaholi bala eKZN bayiziphukuphuku zokugcina...
ANC ayigijime seligaya ngo.unye umhlathi ,khula ANC khula
Motolo wathi uzobulala ogogo nabomkhulu asikhohlwanga njalo
Niyokwakha u ANC after 30 years. Laba enithi bayayithanda kusho ukuthi bayahlomula
Bazochazani nge GNU bengazi lutho ngayo😅😅😅😅
Kuyazincengela lokhu ngabantu abakhulu ongwane😂😂😂😂
Branches are only made for conferences. UNobhala weregion afowne awadivide amabranch kodwa akakhange awakhe
100%yamaxoki ANC
Nobhala wase ward 13 I hope you will go back to your branch and share what ANC has taught you unless you want the Region to do you jab at the branch level
Wayibeka Gogo✊...
Kade Gogo yafa I ANC.
Isiphefumula ngenxeba, 😂😂😂😂😂
Teach them. Mbalula is a spokesman, and secretary but doesn’t know how to write
Gogo Florida should have the last person to ask questions, ngoba laba asisabezwa bathini 😢
Haw Mama angicabangi ukuthi khona into ngayenza ngalenhlangano ngoba. . Akukhonhlangano eyakhiwa kabusha kudlalwa ngani nje. Baqalile bayakhuluma belungu bathi bona sebeluwinile ukhetho kuka 2029. Bathi Kuzoqhutshekwa ngayo lendlela okuhalwa ngayo. Bazo nika i da amavoti amaningi kwehliswe awe ANC njengoba kade kwenziwe ku mkp. Nalapho sekuqediwe ngeke anilalele u mongameli wenu noma ningathini. Futhi ngeke nimkhiphe before 2029 elections. Lapho uyobe senika khona i da umbuso ngokusemthethweni case closed. Futhi uyasho ukuthi basaba u Zuma kuphela
Bamsaba ngempela
Hamba phela,uyeke ukusicasula,uvinjwe yini
ANC shame is not repairable
Kodwa gogo usholo ukuthi njengoba sewnezinyo elilodwa uANC lokhu wabheda usanamazinyo aphelele usanethemba lokhuthi uyoke ulunge 😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂
Uhlakaniphile ugogo ngempela🎉🎉🎉
Asibophisa masikhuluma iqiniso baqeda ne bec uthole ikhansela li adressa I meeting ye branch liphi lungelo le chairperson lapho I'm done nge anc
Niwafakeleni amaForeigna ezitolo zethu!!!????
Beti bamele abant base SA bedayisa ngabo kuma illegal foreigners nokwenza
❤❤ grandma have a point.
PHUMANI KWI POLITIKI IYABHEDA LENTO IPOLITIKI YONKE IYABHEDA AY ANGISAYIPHATHI KE EYALABA ABAPHETHE AY LIYABHUBHA
True
Ziyakhala 🤣🤣
😂
Nanko umbuzo phela,phendulani ugogo uyabuza?
Akekho okhuluma qiniso bonke bayahuma iqiniso lithi abantu abamufuni Ramaphosa iqiniso lithi ANC ayizehlise ixoxisane no Msholozi ixolise ngokumdayisa waze waboshwa lapho ANC iyobuya ibe strong ngale kwalokho khohlwani
We don't care ngama class enu mina and my community iindinga umgwaqo namaje sisaxova udaka ngathi ngihlala EC namazi siswela amanzi for months
Gudlulani lendonda isezikipheni ,he must fall😂
nakokev nje singabazukulu kusiphatha kanjani ukuthi umtolo athi uzobulala ogogov bethu nomkhulu bethu isizwe no kzn abawakhohliwe layomazwi kamtolo uphi konjwa umtwana kamagaqa ngiyazibuzela nje shukuthi usezolandelwa ogogo nomkhulu bethu mnxxx
Welele 😅
Iyakwazi yini inyama ukphinda ihlune kwithambo eselichatshiwe?🤔
Lishonile ilanga
Siyabonga Mama wethu