Uzifake enkingeni u-Duncan edelela u-Maskand kanye NAMABHINCA Waziqhatha no Ntencane😂😂💔

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 8 ต.ค. 2024
  • Umculi u-Duncan uzidonsele amanzi ngomsele ephawula ngokubukela phansi umculo ka-Maskand waziqhatha nabantu.
    #Duncan
    #Maskand
    #Zwidemedia

ความคิดเห็น • 119

  • @umduduzitopic9891
    @umduduzitopic9891 3 ปีที่แล้ว +10

    Labantu balena eminye muculo bahlulwa yini kuvota mabavote besiyeke phansi futhi abayeke kucashela bathandi bomculo abaziveze bantwini kuze bazothola kwesekwa njengomaskandi

    • @siyandavilakazi1036
      @siyandavilakazi1036 3 ปีที่แล้ว

      Abanye bethu singabathandi bakaMaskandi,syawudlala umculo wabobonke abantu ikakhulukazi kulabo abapika noma abasebenzisana namaciko kaMaskandi.
      Njengo Big Zulu im sure akhona amabhinca amvotela(imali eningi).
      Bebonkana abaculi bakithi,syabathanda futhi syawudla nomculo wabo."CIKOZA NJE SIKUZWE KAHLE NOMA NGABE WENZA LUPHI UHLOBO LOMCULO."

  • @zananidlamini532
    @zananidlamini532 3 ปีที่แล้ว +5

    Ngithi mina uKhozi Fm lingawushiyi ngaphandle uMaskandi fut sizovota ngyatshela wena ngzoba manzi phansi💃💃

  • @nkosikhonankocy5405
    @nkosikhonankocy5405 3 ปีที่แล้ว +8

    Ngyadabuka uma umuntu owumZulu ekhuluma kabuhlungu kanjena ngobuciko bakithi🤕
    Azibuyele emasisweni bafowethu, Duncan I believe ungimzulu, uyindlu empisholo, come on baba men up musa ukubukisa ngathi kwezinge izinhlanga, musa ukuthi wena uma ungaziqhenyi ngento owayincela ebele bese uyicekela phansi.
    Ake ubuyele kwagogo uyocela aphinde akucobelele ngemvelaphi yakho.
    Azibuyele emasisweni ndoda😕😢

  • @sifisotwalamedia
    @sifisotwalamedia 3 ปีที่แล้ว +2

    Umaskandi kudala wawucindezelekile, uBhodloza nabanye bawuphakamisa. Manje isikhathi sikamaskandi. Abajabule abantu. Abayeke umona oDuncan no Prof.

    • @ZWIDEMEDIA
      @ZWIDEMEDIA  3 ปีที่แล้ว

      Amen iqiniso lelo bafo🙌🙌🤞

  • @badistributors7930
    @badistributors7930 3 ปีที่แล้ว +2

    Uyahlanya u Duncan, umculo kama skandi wona awusiwona yini umculo efana neminye, uyanya Duncan uyasangana manje mfana. If ukhishwa umculo kama skandi okhozini, kushuthi yonke imiculo komele ihlukaniswe ngama genres. I hip hop yodwa, I house yodwa , ikwaito yodwa, piano lodwa, I gqomu lodwa, and uma skandi wodwa. Kungenjalo kabe niyahlanya Duncan

  • @mlungisingcamu4987
    @mlungisingcamu4987 3 ปีที่แล้ว +10

    Kusekuncane lokhu basazokhala, okukhulu kuyeza sisafunda uku_emaila. Letop_10 kusazoba umskandi wondwa.

  • @sabelobuthelezi9492
    @sabelobuthelezi9492 3 ปีที่แล้ว +11

    Abatshele obhululu babo laba ababeka mabhulukwe ezansi kwezinqa babavotele

  • @siyandavilakazi1036
    @siyandavilakazi1036 3 ปีที่แล้ว +2

    Syasho isbhaxu,umculo wakithi umaskandi lokho asikushendezi.
    Faka ingoma wena kanye noMaskandi,kushiyana umshefezo.😅

  • @sabelobuthelezi9492
    @sabelobuthelezi9492 3 ปีที่แล้ว +5

    Udakwe nsangu loDuncan wakhona uyini yena uwubani ezosisangenela lapha

  • @sizwezulu946
    @sizwezulu946 3 ปีที่แล้ว +3

    Duncan useyasdakelwa manje phela ngeke sizwengaye naye abahlukane nomaskandi labelungu abamnyama laba

  • @ttkamara1193
    @ttkamara1193 3 ปีที่แล้ว +1

    Okokuqala uyini yakwabani lo Duncan nd Ufike nini okhozini fm haaai. if Duncan loyo bekuyinto enamasiko ubengeke agxeke umaskandi manje negama uyalizwa nje . Kuyavotwa la akukhanyiswa nje bese kuculwa umsangano .mawufuna ukuwina cula into ezwakalayo with a gud message , ube nabalandeli ,ugeze bcs u maskandi u clean ,ukhankase nd promote mhlambe ke uzoba wumuntu but okwamanje nje usenje khohlwa

  • @abrahammdletshe2114
    @abrahammdletshe2114 3 ปีที่แล้ว +6

    Cha kunamaciko aphazamayo kuqala bekuvamise ukukhethwa ngokwama best selling albums but now siyavota and enye into ekumele bayikhumbule ukuthi umasikandi ubuvele unabalandeli abaningi ikakhulukazi emakhaya ukungena kwawo eyindaweni zomtaka bani kwabadla izambane likapondo kwasinyusa kakhulu isibalo samavoti awucabange nje kunabantu abavota ngo R25.000.00 bevotela umasikandi oyedwa kanti futhi i marketing yabo o Duncan laba ayizi emakhaya igcina emalokishi ugogo osehlanzeni emakhaya uma ngimdlalela umculo ka Duncan uthetha aze akhihlize amagwebu ethi khipha khipha isikwitikwiti sani lesi yini yingoba abawazi koda umasikandi igospel umbhaqanga isicathamiya neminye imiculo engeyona eyokufika bona kusamele besebenze kakhulu for i marketing be reinforce abantu ngeminye imikhakha yomculo Sorry Nkabi #BigZulu khona cishe kwalunga koda ivoti lakho lisale emakhaya kogogo nomkhulu ni campaign emalokishini nasemadolobheni anizi emakhaya koda nicula African Hip hop lento ifakeni emakhaya full stop.

    • @nzombane4sure855
      @nzombane4sure855 3 ปีที่แล้ว

      Ngomane, wangibulala ngehlaya. Ngibulawa yileli lesikwitikwiti. Hheyi uyadlala wena abantu abadala abayifuni nje into abangayizwa.🤣🤣🤣

  • @dlamininqobile1306
    @dlamininqobile1306 3 ปีที่แล้ว +3

    Okwami kuhlukile ngithi mina naba oBig Nuz babewina iminyaka ilandelane kodwa uMaskandy awuzange ukhalaze bona ngoba sekuwina amabhinca sekuyinkinga manje abasimele kancane bona

  • @nonhlanhlakhumalo2363
    @nonhlanhlakhumalo2363 3 ปีที่แล้ว +1

    Kuyavotwa bakithi akukho sandla semfene lana

  • @sibonisodumakude7236
    @sibonisodumakude7236 3 ปีที่แล้ว +5

    True Skuva Maguluva umvela awuhambe uyodlala wodwa ehlathin Aw sakhathala ukurojwa umvela kwi Champions League ey

  • @nomsandlovu7884
    @nomsandlovu7884 3 ปีที่แล้ว +4

    Mina ngyamangala ukuthi inkinga ikuphi uma umaskandi ehlukanisa unyaka, okukuqala nje ingoma ze qhom or hip hop azina msg bayathukana nje or bahambe nqunu

  • @mfanafuthindebele7205
    @mfanafuthindebele7205 3 ปีที่แล้ว +2

    Mina akengibonge ukuthi seziyezwakala nathi izigi zethu singamaBhinca. Bayabona manje ukuthi kungezeka kugcine sekubusa uMaskandi kule top 10...

  • @zondigagashe5268
    @zondigagashe5268 3 ปีที่แล้ว

    HAWU!!! OWAPHI LO DUNCAN ? AKAHAMBE AYOFA KUSHO MINA NGISHO KUYE UNTENCANE WENZEKAHLE WAMPHENDULA ✊

  • @joshuamazibuko7808
    @joshuamazibuko7808 3 ปีที่แล้ว +2

    Futhi phela uMaskandi owethu la eKZN iyona impela iRap ecushisiwe akyona eyethu ngokomthetho

  • @sabelohadebe3194
    @sabelohadebe3194 ปีที่แล้ว

    Owaphi yena loDancan akahambe ayoshona njengespikili abavote basiyeke phansi lezinto zabo azivotelwa nje ...uyas'bhedela Lona singamabhinca sisazolishaya nje ikhanda kubo

  • @makaazo8365
    @makaazo8365 3 ปีที่แล้ว

    😂😂😂 phapy abajayiva nabo kuma club akhale phezu kwabo mabhinva😂😂😂 siyasho isibhaxu

  • @siphosethumbuli9490
    @siphosethumbuli9490 3 ปีที่แล้ว

    Zyakhala la akusiniswa mahleza😂uDuncan wokwenzan yena Lo

  • @sphumerhmntambo8590
    @sphumerhmntambo8590 2 ปีที่แล้ว

    Cha uyeyiza nje Lo duncan ujwayela Kabi asmszi nje futhi udumephi

  • @makhosisibiya922
    @makhosisibiya922 3 ปีที่แล้ว

    Amabhinca ayavota bakwethu awanayo I airtime nedata lokwethuka abantu....siyavota siphakamise amaqhawe ethu...ama complain lawa abanawo ngomaskandi ngabe bawenza ivote lika Big Zulu...

  • @natedengineeringstudieslea6012
    @natedengineeringstudieslea6012 3 ปีที่แล้ว +1

    Duncan akaze kwenzeke ebe
    Kwi. Top10 and aksoze kwenzeka. Waze wanginyanyisa lo mfana

    • @sayursaytv290
      @sayursaytv290 3 ปีที่แล้ว

      So wena wazi kanjani ukuthi aksoze kwenzeke boi?

  • @sifisomkhwanazi700
    @sifisomkhwanazi700 3 ปีที่แล้ว +2

    𝖶𝖺𝗓𝖾 𝗐𝖺𝖽𝖺𝗄𝗐𝖺 𝗎𝗎𝗆𝗎𝗇𝗍𝗎 𝖾𝗆𝖽𝖺𝗅𝖺 𝗄𝗎𝗒𝖺𝗏𝗈𝗍𝗐𝖺 𝖺𝗇𝖽 𝗂𝗇𝗀𝗈𝗆𝖺 𝖾𝗐𝗂𝗇𝖺𝗒𝗈 𝖾𝗏𝗈𝗍𝖾𝗅𝗐𝖾 𝗄𝖺𝗄𝗁𝗎𝗅𝗎. 𝖴𝗆𝖺𝗌𝗄𝖺𝗇𝖽𝗂 𝗎𝗇𝗀𝖾𝗇𝗒𝖾 𝗒𝖺𝗆𝖺 𝗀𝖾𝗇𝗋𝖾 𝗈𝗆𝖼𝗎𝗅𝗈 𝗐𝖺𝗌𝖾𝖬𝗓𝖺𝗇𝗌𝗂 𝖿𝗎𝗍𝗁𝗂 𝗈𝗍𝗁𝖺𝗇𝖽𝗐𝖺𝗒𝗈 𝗇𝗀𝖺𝗄𝗁𝗈 𝗄𝖾 𝖺𝗌𝗂𝗓𝗈𝗍𝗌𝗁𝖾𝗇𝗐𝖺 𝗒𝗂𝗇. 𝖬𝗂𝗇𝖺 𝗇𝗀𝗂𝖽𝗅𝖺𝗅𝖺 𝗐𝗈𝗇𝗄𝖾 𝗎𝗆𝖼𝗎𝗅𝗈 𝗁𝗂𝗉 𝗁𝗈𝗉, 𝗄𝗐𝖺𝗂𝗍𝗈, 𝗆𝖺𝗌𝗄𝖺𝗇𝖽𝗂, 𝖺𝖿𝗋𝗈 𝗉𝗈𝗉 𝗇𝗃𝗅𝗅𝗈 𝗈𝗄𝗎𝗇𝗒𝖾 𝗎𝖪𝗁𝗈𝗓𝗂 𝗅𝗎𝗌𝖾𝖻𝖾𝗇𝗓𝖺 𝗂𝗆𝖺𝗅𝗂 𝗇𝗀𝖾𝗄𝖾 𝗅𝗎𝗌𝖺𝗐𝗎𝗌𝗁𝗂𝗒𝖺 𝗇𝗀𝖺𝗉𝗁𝖺𝗇𝖽𝗅𝖾 𝗎𝗆𝖺𝗌𝗄𝖺𝗇𝖽𝗂 𝗇𝗀𝗈𝖻𝖺 𝖺𝖻𝖺𝗅𝖺𝗇𝖽𝖾𝗅𝗂 𝖻𝖺𝗐𝗈 𝖻𝖺𝗒𝖺𝗐𝗎𝖿𝖾𝗅𝖺 𝖻𝖺𝗏𝗈𝗍𝖺 𝗇𝗀𝗈𝗄𝗎𝗇𝗀𝖺𝗄𝗁𝖺𝗍𝗁𝖺𝗅𝗂 𝖿𝗎𝗍𝗁𝗂 𝖻𝖺𝗒𝖺𝗄𝗁𝖺𝗇𝗄𝖺𝗌𝖺 𝖺𝗒 𝗄𝖺𝗇𝖼𝖺𝗇𝖾 𝖺𝖻𝖺𝖼𝗎𝗅𝗂 𝖻𝖺𝗐𝗈. 𝖨𝗒𝖺𝗇𝗀𝖾𝗇𝖺 𝗂𝗆𝖺𝗅𝗂 𝗈𝖪𝗁𝗈𝗓𝗂𝗇𝗂 𝗇𝗀𝖺𝗆𝖺𝖻𝗁𝗂𝗇𝖼𝖺

  • @PrinceButhelezi-ki5lc
    @PrinceButhelezi-ki5lc 27 วันที่ผ่านมา

    Ola daloh Duncan relax boy😂

  • @andiswakhayone8608
    @andiswakhayone8608 3 ปีที่แล้ว

    Mfana omncane Ntencane ungaboyiphendula yonke into ekhulunywa ngumuntu ungashelwa yizwi umuntu ungakathungwa umlomo usazokhuluma umntu phambili ngambhinca.Bashayeni mabhinca badebathule Sisonke Mabhinca ndiseBizana👏👏👏👏👏❤❤❤❤❤👊👊👊👊👊👊👌👌👌👌🎓🎓🎓🎓🎓🎓🎓Ndinethulela isidanga ( ######MABHiNCA)

  • @bulelanimemela8329
    @bulelanimemela8329 3 ปีที่แล้ว +1

    Ngabe lilalelwa yinina kuphela ukhozi sisazowuthatha unyaka ngomaskandi asizozwa ngabo akuyona eyenu i KZN wetira no big zulu nawe duncan...goqozisa espaza nawe ndoda

  • @sphamandlampilonhlemdletsh103
    @sphamandlampilonhlemdletsh103 3 ปีที่แล้ว +1

    Bayasihlanyela ama artist ka Maskandi awa belong yini e South Africa? Kunini kuwina o kwayito no house sithule bakithi

  • @thandekamadela240
    @thandekamadela240 3 ปีที่แล้ว

    Yazi abaqhubeke bakhulume sothi nje sisuka sibe senza itop10 kamaskandi ku summer song banye nyiii

  • @ttkamara1193
    @ttkamara1193 3 ปีที่แล้ว +1

    Ukhala nje lo Duncan ebe ecula engathi ukuma idols uzojala mfana bcs Yithi esivotele umaskandi so wena uyakwini bcs hingekuvoteli hina wayitolobela

  • @gcinamqondisi6990
    @gcinamqondisi6990 3 ปีที่แล้ว

    Angithi abalandeli babo bahlala emaTarven bagcine ngokubadlala kuma-Jukebox nakuma-heardset...Kuyavotwa Duncan

  • @akhonamb3760
    @akhonamb3760 3 ปีที่แล้ว

    Cha ngempela aba vote ngani laba cc babo abadakwa nabo ema tavern maye umhlola angan bazi uku bhenga bona thina ke siyavota singama bhica abasixolele nje bakithi

  • @Armydog_Studios
    @Armydog_Studios 3 ปีที่แล้ว

    Umnikaz we chanel ngicela angiphe izinamba zakhe or angiwhatsapp ku 0842374210 kumayelana ne business

  • @SipheDlamini
    @SipheDlamini 3 ปีที่แล้ว +5

    Duncan uyigejile penalty.
    Uzifunela udumonj lo.

  • @mzwandileinnocent8559
    @mzwandileinnocent8559 3 ปีที่แล้ว +1

    Ilula lento phela 😅😅😂uma benenkinga abenze eyabo top 10 yabarephayo bayeke lena eyoKhozi😂 basakhaliswa okuncane. Sisazobacinanisa banamanga😂

  • @zamagumede4318
    @zamagumede4318 3 ปีที่แล้ว

    U Maskand awuhlukanise unyak nje uma i2ba lisavuma nje singalwiswa umaskand ungowe2 singamazulu

  • @philomhlongophilo8883
    @philomhlongophilo8883 ปีที่แล้ว

    Akaboni yini uMaskanti ungenisile akaphuze amanzi

  • @curiousk4083
    @curiousk4083 3 ปีที่แล้ว +1

    Kambe ubani uDuncan? Khozi needs to inform abantu on their listeners coverage. Credit must be given to Maskande

    • @Ziziman172
      @Ziziman172 3 ปีที่แล้ว

      Hip hop isn't our thing. Maskhandi ngowethu. Duncan must compete with other hip hop artists in America, may be angawina phayi.

  • @bongumusa-mediabongumusa-m1245
    @bongumusa-mediabongumusa-m1245 3 ปีที่แล้ว

    khuphuka maskandi mani anisiyeke Duncan ngo skruuuskru wena bigzulu ungunamba 3 ngoba enye ingxenye yomaskandi ikuvotele sesifikile isikhathi samaskandi manje ukhuphuke ngempela

  • @musawenkosimhlongo6028
    @musawenkosimhlongo6028 3 ปีที่แล้ว

    Sisazowuvotela umaskandi nje kahle kamnandi nje wena #xolisa inhliziyo mfana

  • @samukelomadide797
    @samukelomadide797 3 ปีที่แล้ว

    Uma umculo kamaskand sngawqhakambisi asaz sifunani, Duncan akuncono ekhaya qhawe?

  • @sandilendumiso9108
    @sandilendumiso9108 3 ปีที่แล้ว

    Cha siyavota thina balandeli bakamaskandi ngoba siyawuthanda futhi siyawuseka isazosha induku ngoba maskandi niyaweya sesovotela ukulaya futh

  • @mosesngiba8163
    @mosesngiba8163 3 ปีที่แล้ว

    Ake nilekelele konje ubani yena loDunncan uDumengan coz angmazi nje nhlobo lonuntu,Ai abayeke uMaskandi uxiwinele phela manje sekwaphela indaba yokugwaza sesyaVotoo kubuHlungoooni?? Phela la emabhinceni asinqeni ukukhokha sivote.uYezoon lo Duncan wakhona.

  • @andiswakhayone8608
    @andiswakhayone8608 3 ปีที่แล้ว +1

    Inoba ushayiwe lombhem akayinyi itiki wase wangathi liphara akafiki apha emculweni ukhona umntu omaziyo lomfo (UDuMeNGANI) kwayena

  • @njomsingabadi2122
    @njomsingabadi2122 3 ปีที่แล้ว

    Abakhohlwe oSkuva ihip hop aysoze ishaye unyaka abazidlele iWoonga neNsangu oSkhotheni abayoDuncan

  • @luyandabraveman9238
    @luyandabraveman9238 3 ปีที่แล้ว

    Votani Duncan nizowin but kusakhonya thin amabhinca yek ukubukel umculo waskandi phansi 🤨

  • @ntombifikilepetronellamkhw3760
    @ntombifikilepetronellamkhw3760 3 ปีที่แล้ว

    Udakiwe uDuncan!!! Naningamsoli ngani uTira makuhlezi kuwina abaculi abakwiLabel yakhe!!! Uyasdakelwa lodoti! Aggha! Ngaze nganyanya! Fuseg man!

    • @noxolopeacefuly9675
      @noxolopeacefuly9675 3 ปีที่แล้ว

      Akuliwa wonke umuntu uvumelekile ukubeka uvo lwakhe. Enhlisa umoya, akusiko konke okuphakanyiselwa umoya empilweni. Zihloniphe

  • @vumaliphisithole5003
    @vumaliphisithole5003 3 ปีที่แล้ว

    Bayoze bayeke kusthathakancan thina mabhinca kunini umaskandi uxhashazwa siyalwela futhi sisazowlwela bayoze bewhloniphe

  • @malunginokulunga2191
    @malunginokulunga2191 3 ปีที่แล้ว

    bamft umaskandi uyandlisa up mabhinca bashayeni ngengoma phekwabo nisazobagxoba nangonyakozayo akuphumebona kusale amabhinca ayisekho indaba yabo finish

  • @ndlovukwanele1497
    @ndlovukwanele1497 3 ปีที่แล้ว

    Ukube bekuya ngengoma emnandi ukuhlukanisa unyaka bekoba uXola moyawami noKhuzani lakakhona engangifakazela. KwaQala ngo Van Damm.... Yayiyimbi leyangoma strong kodwa yawthatha. UNtencane ibimunandi eyakhe kodwa ingalidluli i Jerusalem... Kumanje lidlalwa International uphi uNtencane... Come on people be fair. Ngiyibhinca kodwa akusachazi lokhu.

    • @sikhulilengwenya5409
      @sikhulilengwenya5409 3 ปีที่แล้ว

      But ijele belimnandi ukudlul uXola moya. South Africans iwona athanda umaskand not ukuth khona isandla semfene. Other artists should stop complaining instead mabakhiphe iyngoma ezimnandi esizoythanda. Anyone can testify ukuth umaskandi uze mawala this time and uyathandwa regardless ukuth uyibhinca or not.

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 3 ปีที่แล้ว

    Wena Duncan musa ukushlanyela thina,wena cula musukwanda ngeztori Nama complaint cula sikuzwe mawkhiphintesile sizoksapota as we always do, wena kusafuna ulwele ukungena ku Top ten so hamba uyocompoza mfana may be masungene ku Top ten sizoqala sikulakele ukuthi uthini for now askuzwa Top ten baba

  • @bongiwetsotetsi5405
    @bongiwetsotetsi5405 3 ปีที่แล้ว +1

    Wenze kahle awubatshele Duncan sekuyabhora Awu neJerusalem balimbuluzela ekgcineni

  • @Armydog_Studios
    @Armydog_Studios 3 ปีที่แล้ว +1

    U Duncan uyadakwa

  • @somvelimqapheli1405
    @somvelimqapheli1405 3 ปีที่แล้ว

    Abantu abazifundise ukwamukela phambili mabhinca up maskandi

  • @mandlandlovu2311
    @mandlandlovu2311 3 ปีที่แล้ว

    kufanele amukele ukuthi thina siyavota abalandeli babo abavoti bavula nje iget aba vote

  • @nkosinathimkhize7294
    @nkosinathimkhize7294 3 ปีที่แล้ว +1

    Duncan uyadakwa

  • @mthokozisiinnocent437
    @mthokozisiinnocent437 3 ปีที่แล้ว

    Up maskandi up

  • @jozinitv1061
    @jozinitv1061 3 ปีที่แล้ว

    Cha uMasknd nawo wumculo ufanele ukunikwa izinga layo njengeminye imiculo

  • @smangasmesihle3524
    @smangasmesihle3524 3 ปีที่แล้ว +1

    Yini khona lokhu uDuncan udakwe yinyawupe lona

  • @phephisaniskhosana7330
    @phephisaniskhosana7330 3 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga Ntencane

  • @lwandilemdaka3592
    @lwandilemdaka3592 3 ปีที่แล้ว +1

    Phampili ngomasikandi

  • @masibongewidmark5485
    @masibongewidmark5485 3 ปีที่แล้ว

    UKHOZI FM UMSANGANO STATION 2006 BAROBHA SHWI NOMTEKHALA, BAPHINDE BAROBHA DR MALINGA MANJE BIG ZULU LESITESHI AMASIMBA NJE

  • @nhlanhlangcobo1960
    @nhlanhlangcobo1960 3 ปีที่แล้ว

    Siyabahyisa siyavota kuphela asihluphi

  • @mapulemadlala3205
    @mapulemadlala3205 3 ปีที่แล้ว

    Uyasdakwena wena ngeskhathi umaskandi ungawini asizange sisho lutho thina nisazowudla nje umdoko ngejologo kwakhona ingoma kamaskandi kutop10 siyavota nisazonya nyi

  • @bluedaimnd1044
    @bluedaimnd1044 3 ปีที่แล้ว

    Ai ngeke uryt kakhulu Duncan sesingaze sihlukanise two time ngo maskandi ....awphume uphele ku top 10 fire🔥🔥🔥syawqalekisa

  • @siyabongakhumalo347
    @siyabongakhumalo347 3 ปีที่แล้ว

    Sake sacoplainer yini cz yonke leminyaka bekuyi kwaito nd afropop.bayabona ukuthi isondo liyajika.

  • @noziphobule3580
    @noziphobule3580 3 ปีที่แล้ว +1

    Kzomel nizam okuncon next year kuze ningakhal

  • @sabelosithole6655
    @sabelosithole6655 3 ปีที่แล้ว

    Udakiwe lo dancen wakhona akovota eyeke ukuvula umlomo

  • @mcsiemtetua1037
    @mcsiemtetua1037 3 ปีที่แล้ว

    Ababuye bezocula umaskandi

  • @nkosikhonantombela6254
    @nkosikhonantombela6254 3 ปีที่แล้ว

    Ubani loyo Duncan loyo? Udume ngani? Uyena lo weluxu lebhulukwe engathi uzishiyile? Cha bona abaphume ku top 10 kusale uMskandi hhayi ukuthi kuphume uMaskandi.

  • @onkegoodwell4116
    @onkegoodwell4116 3 ปีที่แล้ว

    kudume ngani nje lokhu nxeeeee kahle wena usufunudumo nawe

  • @madonselalm
    @madonselalm 3 ปีที่แล้ว

    Sorry boy kufanele nisebeze kazima madoda vele induku iyakhala emini uma ungandlalela kumabhinca siyalishaya ikhanda uma uvika isingisi Thina uyohamba ukhala.

  • @mduduzimthethwa4243
    @mduduzimthethwa4243 3 ปีที่แล้ว +1

    Nisazonya nyiii nina mambuka azonibhoshisa amabhinca

  • @bongsndimande1284
    @bongsndimande1284 3 ปีที่แล้ว

    U Duncan umphuphe nje ongakaze udayise negolide

  • @manqobadlamini5397
    @manqobadlamini5397 3 ปีที่แล้ว

    badakiwe labo swayini abatshele abalandeli babo bevote unyawo le mfene yani

  • @thabiledebe6234
    @thabiledebe6234 3 ปีที่แล้ว +1

    Duncan uqinisile kodwa ngathi sekuwoMaskandi wodwa lo ohlukanisa unyaka thina skhule siphikisana ngooDJ asazi ngoku sekunje asisakwazi even nokuJaiva ngoku but makubukwe kahle kungalalwa calanye kunakwe umaskanda kuphela👌

  • @thandahndlovu7599
    @thandahndlovu7599 3 ปีที่แล้ว

    Akafuseke kowo dancen wakhona nxx

  • @mthoeyekani815
    @mthoeyekani815 3 ปีที่แล้ว

    Kuyavotwa kumaskandi akudlalwa

  • @gcinamqondisi6990
    @gcinamqondisi6990 3 ปีที่แล้ว

    Ungaphaphi wena duncan

  • @msawenkosimbatha4846
    @msawenkosimbatha4846 3 ปีที่แล้ว

    Usangene nimtshele

  • @zozonkeeswell8200
    @zozonkeeswell8200 3 ปีที่แล้ว +3

    Duncan is 100% ryt

    • @sifisomkhwanazi700
      @sifisomkhwanazi700 3 ปีที่แล้ว +2

      𝖪𝖺𝖽𝖾 𝗐𝖺𝗐𝗎𝖼𝗂𝗇𝖽𝖾𝗓𝖾𝗅𝗐𝖾 𝗎𝖬𝖺𝗌𝗄𝖺𝗇𝖽𝗂 𝗎𝖻𝖺𝖻𝖺 𝗎𝖲𝗁𝗐𝗂 𝗄𝗐𝖺𝗄𝗎𝗆𝖾𝗅𝖾 𝖾𝗐𝗂𝗇𝖾 𝗐𝖾𝗇𝗓𝗂𝗐𝖺 𝗎 𝗇𝗎𝗆𝖻𝖾𝗋 2 𝗌𝖺𝗇𝗀𝖺𝗌𝗁𝗈 𝗅𝗎𝗍𝗁𝗈. 𝖴𝗆𝖺 𝖺𝖻𝖾 𝖧𝗂𝗉 𝗁𝗈𝗉 𝖻𝖾𝗁𝗅𝗎𝗅𝖾𝗄𝖺 𝗎𝗄𝗎 𝖼𝗈𝗆𝗉𝖾𝗍𝖾𝗋 𝗇𝖺𝗆𝖺𝖻𝗁𝗂𝗇𝖼𝖺 𝖺𝖻𝖾𝗇𝗓𝖾 𝖾𝗒𝖺𝖻𝗈 𝗂 𝗍𝗈𝗉 10 𝗇𝗀𝗈𝖻𝖺 𝗎𝗆𝖺 𝗎𝗆𝖺𝗌𝗄𝖺𝗇𝖽𝗂 𝗎𝗄𝗁𝗈𝗇𝖺 𝗌𝗂𝗒𝖺𝗏𝗈𝗍𝖺

  • @dellymsimango6095
    @dellymsimango6095 3 ปีที่แล้ว

    Zwide media 🤔

  • @bongumusamanganga743
    @bongumusamanganga743 3 ปีที่แล้ว

    Amabhinca ayavota

  • @musawenkosimhlongo6028
    @musawenkosimhlongo6028 3 ปีที่แล้ว

    Wake wayikhipha yini ingoma ehlukanisa unyaka nje wena mfana gede

  • @iqhathanziphomsweli3984
    @iqhathanziphomsweli3984 3 ปีที่แล้ว

    Yazibano monah labobhut🤦

  • @sbusisomahlase540
    @sbusisomahlase540 3 ปีที่แล้ว

    Uqinisile u Duncan umaskandi nokuhlukanisa unyanga nje umbhedo ...mele ungabe usafakwa vele umaskand nsegy

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 3 ปีที่แล้ว

    Uyabheda uDuncan but kulokhu kunokhonyovu impela owenziwe la amaVoti amanagaka abauyaphi ukhona umsakazi othintekayo la ngaphandle kokuthi uKhuzani naye ebezivotela

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe456 3 ปีที่แล้ว

    Loool

  • @thulasizwegoodman9308
    @thulasizwegoodman9308 3 ปีที่แล้ว

    Uduncan uryt ay umaskandi avubhora kuth singangena ngawo enyaken ay ay sengath ungaphuma ngampela

  • @siyabongachili94
    @siyabongachili94 3 ปีที่แล้ว +1

    Mina into engicika ngoMaskandi ukuthi babuye bezopikla masebewinile bengabongi bevale umlomo iyonanto nje qha engidinayo

    • @nkanzinkanzi7423
      @nkanzinkanzi7423 3 ปีที่แล้ว +1

      Sivota ngezimali zethu la abake basiyeke phansi labo Duncan bakhona

    • @sifisomkhwanazi700
      @sifisomkhwanazi700 3 ปีที่แล้ว +1

      𝖴𝖻𝗈𝗇𝗀𝗂𝗅𝖾 𝗎𝖬𝗍𝗁𝖺𝗇𝖽𝖾𝗇𝗂 𝗇𝗀𝗈𝗄𝗎𝖻𝖺 𝗎 𝗇𝗎𝗆𝖻𝖾𝗋 2 𝖺𝗇𝖽 𝗇𝗈𝗆𝖺 𝖻𝖾𝗇𝗀𝖺𝖻𝗈𝗇𝗀𝖺𝗇𝗀𝖺 𝖺𝗄𝗎𝗇𝖺𝗇𝗄𝗂𝗇𝗀𝖺 𝖺𝗄𝖾𝗄𝗁𝗈 𝗈𝗌𝗎𝗄𝖾 𝖾𝗉𝗁𝗈𝗊𝗐𝖾 𝗎𝗄𝗎𝗍𝗁𝗂 𝖾𝗏𝗈𝗍𝖾

    • @nkosikhonankocy5405
      @nkosikhonankocy5405 3 ปีที่แล้ว

      @@sifisomkhwanazi700 danki baba 🙏