ngikhumbula 2017 December 29 sifihla anti Khethi silokhu sicule njalo lengoma ngoba wayengeve eyithanda....ngaso sonke isikhathi ngiyizwa it takes me back to this day... May her soul rest in peace
Yebo ngiza kuwe ngidalula konke kwami. Lapho lithi unginqande nomunginqanda ngenhlupheko ngokubonga laphaya. This is biblical when the word of God says many are the afflictions of the righteous but God is able to take all of them out
Nkosi, ngiyabheka kuwe,
Ngikunik’ impilo yam’,
Mangiphathwe njalo nguwe,
Uyikhomb’ indlela yam’.
Makuphele konk’ okwami,
Ngikufune wena nje,
Hlala enhlizweni yami
Ngize ngikubone le.
Refrain
Yebo, Nkosi, ngize kuwe,
Ngidalule konk’ okwam’.
Mangizwiswe nguwe, Jesu.
Zisuliw’ izono zam’.
2.
uSathan’ ungivukele,
kuyaliwa moyen’
ngenze, Nkosi, ngibe-ngcwele,
kube-mhlophe enhlizwen’.
Hlanza izizindlo zami
Nokufisa konke-ke
Kube-ngukufisa kwami
Ukumfuz’ uJesu, he.
Refrain
3.
Uma, Nkosi ungibona,
ngisazulazula la,
u’ba ngidukisw’ ukona,
nqanda umntanakho-ke,
nom’ unqanda ngenhlupheko,
ngokubonga laphaya,
laph’ ukonakungasekho,
yebo, ngokubonga, ha.
I like your foundation of going with licilongo levangeli because nowadays the music sung in churches is informed by the world
Maye! Nali-ke lengalemukela nga 1985 livangeli eS.N.C eSwatini.licilongo netihlabelelo tekudvumisa.Halala bantfwabami yibambeni niyibambisise,Jesu usedvute.Kunjalo!!!
Icilongo is so powerful bazalwane n this song 75 Yoo powerful
Trust leliBandla to sing a hymn in the most traditional wat e grew up with😭😭😭🙌Morena Jeso
no screaming..just pure . May God protect to and continue to heal souls.
Goosebumps! No theatrics- no runs.
Awu my father's song ❤Yes Lord,
Kukhona laba absho ngeAlto bathi "Hlânzā Iiiiizizindlo"😭😭🙌🙌
ngikhumbula 2017 December 29 sifihla anti Khethi silokhu sicule njalo lengoma ngoba wayengeve eyithanda....ngaso sonke isikhathi ngiyizwa it takes me back to this day... May her soul rest in peace
"Noma unginqanda ngenhlupheko" 🙌🙌
My favourite verse: Nomuqanda ngenhlupheko ngokubonga laphaya:🙌
Ei ngathi usho mina🙌🙌🙌ngisuke ngingakahlabeleli uma ngingakasho njalo
😭😭😭
Ohh this song "....nqanda umntanakho ke nob'unqanda ngentlupheko, ngokubonga laphaya....". This song .
This is my grandma's favourite, she passed on the 1st of this December 😭I hope she is praising in heaven
My favorite song ecilongweni.
What I like is that you're dress code still looks better than what is out there in many churches.
perhaps you'd like to join us whenever we have conferences?
Yebo Nkosi ngiza kuwe ngidalule konke okwami🙌🙌🙌🙌😢😢😢
Nqanda umntanakho noma unqanda ngentlupheko nqanda jesu singabisahamba okwalapha sifuze wena 🙏🙏🙏🙏💯
uyikhombi indlela yami ( Kodwa NKosi yami )
Yebo ngiza kuwe ngidalula konke kwami. Lapho lithi unginqande nomunginqanda ngenhlupheko ngokubonga laphaya. This is biblical when the word of God says many are the afflictions of the righteous but God is able to take all of them out
UJesu Kristu UyiNkosi. Usuku nosuku ngihlezi nginilalela Bazalwane beNkosi. Ave nihlabelela kahle.
My song..
Ooh my God vangeli elingena noise kuyazukiswa only 🙌🙌
I enjoy your songs
Yhoooo this hymn. Hay you brethren are anointed. Thank you for reviving us with this beautiful praise song. Aw Nkosi yam🙌🙌😭
🥺🥺🙌🏾yebo Nkosi ngiza kuwe ngidalule konk' okwami🥺
Icilongo is blessing me so much
Yeboooo Nkosi 🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿ngidalule konke Kwami
😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭 on repeat.
My favorite song ever in my life
Sanibonani. Kwaze kwamnandi ukudumisa kwenu..
Kufanele kutsi sivume kunqandwa ngenhlupheko
This is beautiful 💕❤💓🔥🔥🔥🙏🙏🙏🏾💚💚💜💜💜🩵🩵♥️♥️🤍🤍💛💞🤎🤎💖💗💟💙👋💕💕🤍God bless you all 💙💟💟💗💖💖👋
Mmmhhh ngaze ngabusiseka 🙏
Usathanungivukele kuyaliwa emoyeni ngenze nkosi ngibengcwele
Glory to God
@@qinisondebele486 Betty Duze icilongo levangeli liyavusela liyaphilisa liyakhulisa ekumlaleleni u Jehova siyabonga ngemvuselelo yamaculo ecilingo
Eyi Nkosi liyangibusisa icilongo
My fav of all times🙌🏼🙌🏼🙌🏼🙌🏼🙌🏼
Makuphele konke okwami: ngikufune wena nje😩😩😩
my favorite😇😇
You lift up my spirit with these highly inspiring hyms.
If you're around KZN, we can always arrange so you can be with us during our conferences
Hallelujah
Amen
ngoma yam
Unjan cc angisakwazi
Nhlanhla Hadebe cc wam yhuuu nkosi yam..... ndiyaphila kuhle mntase, yaphila nawe?
Bawo mhle cc wam
Enkosi cc, ngiyajabula ukuzwa kuwe futhi. Long time cc wam.
🙏🙏🙏
Enkosi kakhulu.
😭😭😭😭😭🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏🙏
am Super Blessed
blessed
Yebo Nkosi ngiza kuwe ngidalule konke okwami🙌🙌🙌🙌😢😢😢