Umbango woBabe mama kuphendule uMamezala umthakathi | UTHAKATHWA UBANI | S1-EP19
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 5 ก.ค. 2024
- We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthakatha - บันเทิง
This Presenter is one of my favourite, just fished watching Yamkela story. His questions are valid and makes the person tells us everything we want to hear as listens. Big up man and Blaqlife we are learning everyday 😊
losisi kuyasho ukuthi uphuma ekhaya ekifundisekile..basembalwa abantu abafana nawe
Waze wakhuluma kamnandi Sisi nizwi lakho elihle ngathi usisimaZ Mbokazi alulame bakithi.❤ Cha uyaphela Sisi wabantu ababningi omakoti abafanannawe okuhle kodwa Sisi🥰🥰
Waze wakhuluma kamnandi losisi ungikhumbuza uZanele Mbokazi.
Impela 😍
Iphimbo lalosisi ave limnandi yazi ❤
Bhuti yibambe njalo mfowethu! Ku khulu okwenzayo empilweni zethu🙏 nosisi Naye she is very matured ubhuti makasheshe athole usizo before e lahlekelwa Yi le golide
Yes voice yakhe ifana neka Zanele Mbokazi
Ngiyayithanda indlela a-strong ngayo usisi, kodwa angifuni ukungasho, umamezala wakho akalungile nakancane.
Sistas voice mhhhh nice very nice and calm voice❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Hai man what is wrong with these mother in laws Yoh lady you are kind hey
Usisi ukhuluma kamnandi njengomsakazi wokhozi fm❤
Indeed 😍
Unenhliziyo enhle nesineke nothando cc wami unkulunkulu akakuphe umkhwenyana ozokuthanda ngeqiniso agcine esekushada kukhona okuhle okuzayo kuwrna love wami❤❤❤❤
My King ❤❤❤watching from Midrand ❤❤
Waze wawumfazi locc nkosyam uswele umamezala
She sounds like a good lady ❤❤
All the best to her 💪🏾👌🏽
Mhhh ungumakoti impela you deserve flowers 🌹🌹🌹
Waze waphuthelwa lomamezala yey abanye abantu abadalelwanga izinto ezinhle nakhona bezenza bona
Uhlalelani emzini abantu buyela ekhaya
Ungamuthengela ikhekhe izingubo uma amubi mubi vele.buyela ekhaya
Yabona lentu yenu mantombazana yokuzendisa it must come to an end! Ni busy mamezala this mamezala that enklek why uthi mamezala useyintombi ungakalotjolwa nokulotjolwa I don't get it! Ukuthi unengane naloyo mjida akusho ukuthi ungumakoti!
Bakokubulala laba for telling the truth
You are so Loving .
Faka back to sender sisi
Uzavuthwa inyawo
Nhliziyo enhle cc❤❤
Mina sengahluleka, futhi semgiryt? Sngimceli lowamfazi🤞
My king 🎉🎉🎉
Losisi okipitile uziqhathanisa kanjani nengane engahlali nonina.. ugogo wenza Kahle anike mzukulu uthando olukhulu ..
@@scebihlatshwayo4036 lo gogo akanamthetho kwakhe, ulibele ukudla amakhekhe birthday no plastic be grocery ebantwaneni babanye abantu abangalotsholwanga kwakhe? Kazi yena walotsholwa yini kulomuzi ahleli kuwo? 😭😭😭
Kungenzeka u Gogo akagananga naye wasala nabantwana.umuntu onjalo uba nenhliziyo embi akafuni nomakoti ozogana ahlambise yena.akafune kwenzelwa lutho nokuhle akakudingi kakhe.mine ngikubonile ekhaya kithi.
Vele naye kwakumele athathe Ingane ayenze yakhe
Yabona labo person ekthiwa oMamezala ngyabahlonipha shame
Ey ngibathulela isigqoko buza min ngibaz njoba ngizaz
@@thandimhlongo5148 ungafunga ukuthi bazalelwa kulemizi abazenza onqi shishilizi kuyo, shame, bayabusa, angazi ukuthi u Nkulunkulu wabadala njani abesifazane uma sifika ko mamezala ngoba inzondo yabo ko makoti iyafana engathi leso isinqumo abasithola emhlanganweni wo mamezala okanye yile mali yamadodana engasayi kubo ebanga lenzondo engaka, umhlaba wonke pho😭😭😭
Phuma muziwakho nomkho nendoda yakho😊
Ay Sisi wami ngicela inkosi ikubuysel umsebenz wakho emvakwaloko uthole indoda eqotho ngoba unesimilo nenhlonipho nenhliziyo emnene sebebancane abantu abazothe njengawe abasaba unkulunkulu nabanothando lomuntu
Ayivakashelwa intombi endliniyayo ngaphandle mawsuvelile kubowayo ngesintu nangemvume yabanini bayo
King 👑❤️
Yho gal may God give you strength and protect you, u have a good heart. ❤ hlala emkhulekweni nothing is impossible with God. Ungathakathi pls it wont benefit u bika kuJesu uyalalela hlangana nabazalwane abathandazayo ngeqiniso u will be delivered.
Yho aeugoduki ngani cc kwakumele ugoduke uye kini ngoba aninawo nomuzi uhleli bokamfana kwakumele ugoduke cc ...mina ngangizoshiya shym
Ewesi angizwa nento Le ethi ulotyoliwe ucc makahlale kubo or baphume nomfana bahambe bayoqasha
Nihlezi nothakathwa oMakamfana, angikaze ngizwe kuthiwa uma wentombazane onithakathayo
😂😂😂😂
Omamezala mebeyhanda baba izinja ngilubekile usukulokuphela
🎉🎉
Kuzolunga cc ngiyakuthanda ❤❤❤
Cc ne voice enhle ngth mam Zanele Mbokazi
Omamezala abafani but laba abathanda abanye bangabathandi ukukhohlakala omunye ukhiphela isbhongo enganeni yabantu uma yena aphathwa kabi emzini bese ekwenza ezinganeni angazizali into angeke ayithande yenzeka kweyakhe ingane hlukanani nesihluku bomama liyeza ingelinye ilanga uzoheza
Ave eqotho losis unenhliziyo enhle yazi
Waze wamuhle sis umfazi yazi lomama uyozisola ngelinye ilanga yey indoda yakho yathola lomuntu obizwa ngokuthi umfazi wangempela yho ngiyabongela mama onenhliziyo embi yaze yakuthanda ngane yabantu ungayifuni nkosiyam
Hayi kodwa cc nawe wathatha isinqumo esimbi sokuhlala emzinomuntu buka manje uthola ukuhlukumezeka goduka
Ama comments ayi kunzima kkk. Madoda nifunani kahle kahle ? 2 minutes intombi kumele ize ekhaya kuze ngiyibone ukuthi ingawuphatha umuzi yini before ishadwe, jikijiki siyaziganisa sifunani emzini singalotsholiwe. Kahle kahle nifunani BAFANA?????
yho ngangingeke ngiphinde ngiye lapho nhoba uzolapheka aphinde asifake ungabe usaya khona
Nize nizale emkipitweni ningakhokheliwe........... NEHLULE
Ngelinye ilanga ngizoganela kulomuzi... niba zigubhu zamadoda kunje. MISANI UKUZIGANISA
Yebo
U Gogo waba mubi awukho umuzi ozokwakhiwa yilendodana ya Gogo.naye u Gogo akakaze agane kungako inhliziyo yakhe ingahlali kahle.
Umfazi oyisiwula ubhidliza umuzi wakhe
Lapho wawuxoshwe yini kini
Waze waryt empilwen uku judge umuntu😅
@@Dawgendala UMILE UMBUZO
@@Dawgendala ngiright vele asoze ngayokipita ngize ngithakathwe emizini yabantu, umbuzo wona usamile
Angizwisisi ukuthi usisi ushadile noma ukipitile? Uma ekipitile akabuyele ekhaya kibo azoshadwa ngendlela yakhona
King schaka
Cha to be honest abamgxekayo you are wrong, shes living the life she chose, and living better then most people, so you cant point hands at her especially since efunela abangani bakhe usizo, so shes a good person ukuthi she has too much pride and rightfully so shes doing well in life, ekugcineni its your choice, asithwele because its a choice, uthwele yena its her choice
Ngathi umsakazi wokhozi izwi lakho lihle shame
Akuyona ibodigad yaMkhululi kumkhokha lendoda?
Mhlawumbe ihleliwe lento yokuthi kulethwe ingane ingani umyeni angabuzi umama wengane azolanda ingane yakhe.usengozini awamukelwanga lapho kuloyo mndeni
Sengifisa ukwazi wemakoti kamamezala kazi uyalithola owakho umzali ikhekhe?
UFUNDISEKILE. CC. WAMI. INDLELA. OYIYONA. IKHOMBISA. UBUNTU. NOKUZALWA. EKHAYA. ELIPHILAYO. ❤ QHUBEKA. CC. UBE. NJE. NGIKUFISELA. OKUHLEKODWA. EMPILWENIYAKHO