Mkhulu ngino malume o zenza inyanga, so uzakhele isighubu manje la ekhaya seku mnyama yiBadi ne Sicitho eMdenini, Ku shuhlwa isisu, uMalume yena uworse uphuza utshwala nje nge njaaaa nge zenzo zakhe....Manje uma nga khuluma ngale inkinga ye Sighubu so msangano uMdeni ulwisa mina e ngenza umuntu o mubi......Manje Mkhulu mina nginga zivikela kanjani kulo moya o mubi olethwa yile sighubu?
@@thando683 Inkinga vele kudala yaba khona ngoba nga mutshela phambili ko mndeni ukuthi uyaganga la ekhaya uhluphekisa umdeni...Indaba ukuthi ubanga ubunyanga oba phiwa mina ngoba nje ngo yena emuntu we mithi wa letha inyanga izohlola la ekhaya kudala ngisa khula...leyo nyanga yasho itshela wonke umdeni ukuthi mangi khula ngisazo phatha isikhwama...Manje yena useya ganga....Uma ngiya ngiyo hlola ku vela yena ei nkinga empilweni yami bese bethi kumele ingiyo khonza e postola e eshaya isighubu ukuthi lento enginayo ukhone ukukhuphuka zonke izinto empilweni yami ziyo vuleka....Amalungu emdeni amanye sewa balekile futhi awasa funi nokulibeka la e xegeni besaba lento....Naye nje lesi sighubu siya mgozola ngisho ephelelwa nayi xathulo....Uma nje Mkhulu unga ngibizela ungaku sebenzisa ukuthi ngi vike lento kuphela ngizamile iwasho no vimbela ku khanya nje 3-4days ku buye ku shabalale
Ngo 2012 bengi ngazi ngesighubu mina leso sikhathi bengise college, Wa ngibonisa sona washo wathi uya ibona lento iyakhuluma futhi izo silethela imali la ekhaya so phila ka mndani futhi unga tsheli muntu ngo bengi mkhonzile kakhulu futhi nga nikwa igama lakhe uma ngi zalwa....Kwa hamba isikhathi inga khulumi lento elibele ethi kushoda amafutha athile khane se izo khuluma khona kodwa elibele aizama ebiza igama lomuntu nesi bongo kodwa lutho ukukhuluma....kwa fika ilanga athi uhlabela yona lento then after 7days izo khuluma yathi nge langa lesi 8 wa izama ebiza lomntu kwa thula kwathi tuuuuuu ithe mae sukumile ebusy egaya umuthi afuna uku faka phakathi....nga ikhulumisa lento ngi biza lao magama ya nyakaza into uma inyakaza ngai vula lo mpipi ophezulu yashaya inkwela ethusayo waza egijima wathi ngi mtshele ukuthi angasa lali e hlale e vukile nga sonke isikhathi.....Uma ngikhuluma be ingiphendula kodwa nge nkwela manje angi understand mina...Ithe ma ithula ya thula since kwa xina mina.....Kwa xala kwa mosheka isimo sala ekhaya!
Hy kunzima ubuqili bandile
Ngikuzwa ukhuluma ukuthi ukhuluma iqiniso ngqo mkhulu
Thokoza
❤🤗😊
Yebo kukhona
sawubona mkhulu mengicela ukudla iskhathi sakho kancane mungenanking. nginombuzo mengicela ukubuza ngihlusw amaphupho. amanye ngiyawenza amanye angiwenzi. mkhulu mengicela ukubuza ukuthi muphupha mekubonisa is isiziba thethi hamba uyonikela ngemali emhlophe, ukwenze base mabuya methi kumele uyophosa imbuzi emhlophe.. Ku safe kangakanani lokhu ukuthi ngikwenze? ukuthi ngiyise lembuzi kulesisiziba
Yae uqinise kakhulu lapho
Mkhulu ngino malume o zenza inyanga, so uzakhele isighubu manje la ekhaya seku mnyama yiBadi ne Sicitho eMdenini, Ku shuhlwa isisu, uMalume yena uworse uphuza utshwala nje nge njaaaa nge zenzo zakhe....Manje uma nga khuluma ngale inkinga ye Sighubu so msangano uMdeni ulwisa mina e ngenza umuntu o mubi......Manje Mkhulu mina nginga zivikela kanjani kulo moya o mubi olethwa yile sighubu?
What if your uncle uyayibona le comment? Awuzuba enkingeni kakhulu? Anyway thola inyanga ikuqimise
@@thando683 Inkinga vele kudala yaba khona ngoba nga mutshela phambili ko mndeni ukuthi uyaganga la ekhaya uhluphekisa umdeni...Indaba ukuthi ubanga ubunyanga oba phiwa mina ngoba nje ngo yena emuntu we mithi wa letha inyanga izohlola la ekhaya kudala ngisa khula...leyo nyanga yasho itshela wonke umdeni ukuthi mangi khula ngisazo phatha isikhwama...Manje yena useya ganga....Uma ngiya ngiyo hlola ku vela yena ei nkinga empilweni yami bese bethi kumele ingiyo khonza e postola e eshaya isighubu ukuthi lento enginayo ukhone ukukhuphuka zonke izinto empilweni yami ziyo vuleka....Amalungu emdeni amanye sewa balekile futhi awasa funi nokulibeka la e xegeni besaba lento....Naye nje lesi sighubu siya mgozola ngisho ephelelwa nayi xathulo....Uma nje Mkhulu unga ngibizela ungaku sebenzisa ukuthi ngi vike lento kuphela ngizamile iwasho no vimbela ku khanya nje 3-4days ku buye ku shabalale
Ngo 2012 bengi ngazi ngesighubu mina leso sikhathi bengise college, Wa ngibonisa sona washo wathi uya ibona lento iyakhuluma futhi izo silethela imali la ekhaya so phila ka mndani futhi unga tsheli muntu ngo bengi mkhonzile kakhulu futhi nga nikwa igama lakhe uma ngi zalwa....Kwa hamba isikhathi inga khulumi lento elibele ethi kushoda amafutha athile khane se izo khuluma khona kodwa elibele aizama ebiza igama lomuntu nesi bongo kodwa lutho ukukhuluma....kwa fika ilanga athi uhlabela yona lento then after 7days izo khuluma yathi nge langa lesi 8 wa izama ebiza lomntu kwa thula kwathi tuuuuuu ithe mae sukumile ebusy egaya umuthi afuna uku faka phakathi....nga ikhulumisa lento ngi biza lao magama ya nyakaza into uma inyakaza ngai vula lo mpipi ophezulu yashaya inkwela ethusayo waza egijima wathi ngi mtshele ukuthi angasa lali e hlale e vukile nga sonke isikhathi.....Uma ngikhuluma be ingiphendula kodwa nge nkwela manje angi understand mina...Ithe ma ithula ya thula since kwa xina mina.....Kwa xala kwa mosheka isimo sala ekhaya!
Mawuthi asikho isigubhu somuntu osebenzayo emlungwwini. Ingaba kukhona nje ekunotholakala for umsebenzi wasemlungwini noma ayisosigubhu?
Yebo kukhona
mkhulu where can i report inyanga ethathe imali yanga ngi sizi.seyibalekela nama calls wam
1stly mele wazi kuthi leyonyanga is he/she Registered under any association yini if yes ushona kuyona uyi reporte. Next time uqaphele
thank you mkhulu
Yini kuthiwa makhosi Mkhize Khambule ?
Ngingowaka Khambule kodwa ngisebenza ngelako malume ko Mkhize
@@thando683 ok Thokoza mkhulu 🙏
Zalelwe ekhaya