Lestory siyafana nasikasisi obebhalele one of those channel ekhala ngokuti indoda yake ayinalanga waya waya iphezukwake ayimniki thuba kubeko abakhalayo bati amadoda abo ashaya owenkuku kahle kahle bantu besimame nifunani eneneni nifuna kutekeni cos nawe uti wayengakunaki now sowuyakhala futi hayfusek khanisiyeke bo
If you say you grew up well because you got married at a very young age, remember that marriage is not an achievement. True growth and success come from personal development, education, and achieving your goals.
Awukahle sisi ukusibangela iscefe hlala mthakathi nomyeni wakho kwenzeka lokhu owawukufuna
Uzobhorekela kuthina ulalela abangani eshadile buka waphenduka umthakathi nesdina.
😂😂😂😂
😂😂😂😂 jesus
Nje benza izinto emfihlakalweni masekubheda beza emphakathini akabuyele kubangani akawuphuze lomdoko Nguye ozophekele wona nx
😂😂😂😂
Iyakulaya lendoda ayikbhebhe kakhulu ugangile skebereshi😂😂😂
😂😂😂😂izinto enikhulumayo
😂hawww
😂😂😂😂😂awukho ryt😅😅
Aibo yayifuna ukumbulala umyeni wakho lenyanga, ungadlisa umuntu usuku nosuku kuze kuphele u2 weeks😮😢
Sisi, ngeke wafika enyangeni wafuna umuthi ukuthi abheke wena wedwa qha… sebheke wena manje yini inkinga.. ufuna ukuphuma ngoba sewuqomile. Shuti ungumthakathi kodwa ofeba part time.. Sisi please khona inkinga ezi serious emhlabeni. Please. Wena awusamfuni umyeni wakho Qha..
Udekile itafula .dlana cc 😢
Wawuthi kyobanjan uvuna oktshalile cc zenzila kakhalelwa bamba ntomboo😊😊
Uma asizakala uzobuyela ezicodweni zakhe zokuthanda abesifazane, kodwa ukumudlisa kuyingozi ngoba uzokuthanda kakhulu futhi uzoba yingozi kuwe
Mzothuli uyamvuthela ngemibuzo nguwena owawufuna akhuthande
Lungisa inkingazakho sufuna usizo
Ukwenza ubuthi kuzokwenzakalani
😂wawulindele ini kanti wena
Uvuna akutshalile
Kodwa. Ungabulali. Ngoba. Amandonda. Ayahlupheka. Sothole omunye. Hamba. Banzobona. Abanamehlo. Kuzovele. Kufane. Lapho. Uyakona. 😭😭😭
Wabheda cc wawusebenza umuthi
Lo cc akasamfuni u guy... Kuyavela
IsiZulu asiqambi manga uma sithi: Uzenzile akakhalelwa, kukhalelwa uzumekile. Phila nalento yakho sisters.. uzenze wena.
Empeleni akukho ryt ukudlisa indoda kodwa ngit mele uzikline wena indoda ikuthande finish
And liyakhula Idliso ngaphakathi lingagcina libulala noma ekubulala nawe uqobo
akekho umuntu onginyanyisa njengomuntu ongitjela ngabangani..buza bona ukuthi kumele wenzenjani manje ungazosidina wena hambobuza abangani bakho.
Lokutskusits cc tibulale angaze akuhulale😅
😂😂😂
Cc uvuna okutshalile nizogcinakudlisa bafana
Makaphalaze nge Hennessey noma I Remy Martin lizobola
Kodwa izingane zethu ngokuthemba abangani,ngathi ungathola usizo
Makoti ogqoka kanjengawe Cc... Ai no anogqoka nihlonipheke phela baFazi
Uqomile ngeke ale ukufunda nokuhlala naye umyeni kukhona okushsya amanzi
Tshotsho akazopuma Nik's thanda gqithi izinto Hoya into yako plz ,gqwirha
Wesisi uwusebenzisa Kansan umuthi usidisiwe wen vuna tombo
Uxakekile manje u cc seluyamphelela uthando lomyeni wakhe
Anobuye nifundisane phela ukuthi naleziy'dliso zenu eniy'faka amadoda zinawo umthelela kuleGBV egcwele izwe. KuSocial media kuvele kube ngathi amadoda aseSouth Africa yizilwane full stop. As much as ekhona amadoda anjalo sdalwa okumele ajeze nani ninomthelela ngalezinto enisifakela zona engingazizonda ngenhliziyo yami yonke.
Uyabona abantu besifazane abasifuni singamadoda, basifuna sifile inhloso yabo
Weeee nkocy yami Jereva😂😂😂😂😂
kufezeke iphupho lakho ufunani manje.. umakoti okhinda kangaka
Akasamfuni untombazane
Wawuthi wenzani kanti wecc habe
uqomile wena awsamfuni ubuti wadlala ngengane yomuntu amanga lawa owakhulumayo ngobuti
Uyalunga cc, mshaye nduku zakhe, stop this witchcraft bakithi, yazi umuntu ngeke anele.ubufuna ukunakwa, nazo-ke!!!!! Awumshiyi ngani if you are unhappy? Bukake manje.
Kubala sikhuluma abafazi abayazi bafunantoni inkinga bafuna uzilawula
Good question presenter 🫶🏾
Phephisa cc. Ngyazwelana nawe. Wawungazenzi wawenziwa isimo. Akuyona into esingakuhleka ngayo lowo.. Sengathi ungasizakala
Uzokubulala yingakho benjeka balibulalal yilokudlisa amadoda niyalayeka kakhulu jabula Ntomboo
Abafazi abathakathi just for imali nepipi
Kutheni Uma senisidlisile nifune ukusishiya
Hhamb😅😅😅kuboke labobangani bakho ubatshele yonalento futhi 😅😅😅
Ngamane ngaliwe njengoba ngaliwa nje hha isinama egusheni😊
Hàhaha
Lestory siyafana nasikasisi obebhalele one of those channel ekhala ngokuti indoda yake ayinalanga waya waya iphezukwake ayimniki thuba kubeko abakhalayo bati amadoda abo ashaya owenkuku kahle kahle bantu besimame nifunani eneneni nifuna kutekeni cos nawe uti wayengakunaki now sowuyakhala futi hayfusek khanisiyeke bo
Uzenzile akakhalelwa kukhalelwa uzumekile
Abantu besfazane bayaganga usefuna ukshiya umuntu wakhe kodwa yena waya enyangen eyolanda imithi uma isimthanda indoda yena akasayifuni.umuntu kmele akthande ngothando lwakhe hhay elomuthi ngoba uma ungasamfuni uzokubulala
Kanti wena ufunani bewumdlisa ngoba ufuna kwenzakaleni?
Angani wawu funa Kona uyalunga nje
😅😅😅😅uzenzile akakhalelwa fazi
Uyakunga mloyi.
Ugqoke kanjani kona manje nhloboni yomfazi ogqoka kanje.
Isikho isandla uzokubulala ntombooo linjaloke indliso
Abafaz izinja yaz so now sekuyiphuma lendoda....they like playing blame games
Uzenzile akakhalelwa nawe wawuthi uyazisiza kant uyazilaya kodwa ungaze ubadlise labantu hgay nabo bayafeba bo
And uzozibulala fakile fakile
Uthi ukhulele kwabasindisiwe kodwa unomoya wokudlisa umntanomuntu bese umshiya ewumkhovu, uthini ngezingane zenu Uma sewufuna ukumshiya yedwa wena ungathanda na? Ukudliswa bese ushiywa phantsi njenge qobhe lombhila, khipha lelo dliso uhlale nobaba wengane zakho ngoba, bathi abamhlophe, what goes around will come around.
Yabona wena uzezile hlala lapho 😂😂😂
Izokuzonda lendoda maukhipha lomuthi.uyi control freak sisi
Uyalekile😂😂😂😅
I overdose engaka cthandwa sami phephisa bandla
Awkahle makoti ogangile
Uyalunga sis xem
Haaaa gal uzenzile akakhalelwa
Mxxim nibulala ingane zabantu nina
Zyakhala
Lonondidwa unesoka wayidlisa lendoda azokhona ukwenza.amanyala.akhe umuzwa bethi angifuni ukuthi iphume ngifuna ukuhamba uhambe asale abenjani ngalento oyifakile omshiya nayo really iqiniso liyahlaba thina madoda sithwele nzima uthatha ingulube uyikhiphe odakeni uyigeze besehlanzekile ikibone.ungeselutho ayikho yonke lento akathi uxela usizo akhululwe ayofeba qha .danko👹💔🗑️👎
Uvuni okutshalile jabula wawufuna konalokho
Mnatsise mshishito wakho oka 3Am swayini
Iijele.lakho.ke lelo😅
Wazenza wena susi hlala nomuth wakho owawfaka endodeni,mudle kudla kwakhe
Wazigwaza ngowakho, wafaka umuthi emshadwen ngoba kwakthnda wena, mangabe izinto sezikuphendukela usuyakhala futhi cc wami, kanti unjn. Uzenzile akakhalelwa. Dankooo.
Hay bandla usisi sethole enye indoda
Wena cc uyasbhedela ngoba kwenzeka lento owawuyfuna yokuty ahlale nawe lobhuti,angity bowngafun ukuty akushayise ngomoya aye kwabany abant,uma engasayi kwabany futy sekubuhlungu,usenescefe....uty uyakugada kant wena yin le oyenzayo ewrong oze uzthole sengaty ugadiwe kuyona
Udlala ubundindwa lo cc useboneni ngempela le abengayiboni ngoba kwakumchaza ukuthi abheke yena yedwa.
Uyanya locc kwenzeka intando yakho nxa
Sawubona, ninjani hayi Thina Siyaphila,
Welcome Back Babu Mzothuli Shembe ❤.
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo,
Phela wena cc awulandanga umuthi wezondo.
Umdlise intando.....bekezela cc uthi asale nombani???
Mmm suqomile sisi truth must be told
Udlise indoda igobondela suyajika awusamfuni uwena futhi owamdlisa lento .
Kanti wawuyifakelani? Zibanjwe kwezikudlayo. Yidla upelepele wakho.
Umshubo ngeke ilapheke lento ngoba seyafa inyanga uwena owazifaka.wena awuyithandi indoda kuyabonakala nokuthi usuyafeba ngoba ufuna kuphuma kuyena
Yah useyafeba Lona manje uyabona kuth uzobanjwa
Mumele muntu wakkho njengokumdlisa wakho😊
Umuthi uyabulala cc ngoba idliso liymbulala umuntu baningi abaphansi komhlabathi ngenxa yedliso ngokuzayo hlukana nedliso ngoba idliso kuyafana nobuthakathi.
Iyoo Sisi idla ushevu wakho wazikhethela wona
Uty umbuzo yini le wena eyenza ukuty uty ufuna aphume kuwena...awuwuphenduli umbuzo
Uqomile lo ingakho ewubalekele lombuzo.
Mina ngingu muntu wesifazana kodwa ukudlisa indoda ngke ngaze ngkwenze lokhu yingozi kakhulu futhi nje yibuthakatha lobo
Laziphosa igwinya emafutheni
Aligxume ke lisiyeke phansi.
unjalo ke umthi ufuna njalo ukuvuselelwa ngoba mawungasawuvuseleli luyaphela uthando;yabona wena wabaneshwa ukthi kushone leyonyanga ngoba akekho oyoze akusize sekohlala kunjalo;nxes sisi
Mudle kudla kwakhe😂🤣😂
Amadvodza anibulala yikho lokho ayeyee , Kunganxono agwadle ahambe kune kumdlisa never
Bengit uyothi bantu besfazane yekan kudlisa madoda ngoba kulobu ngozi
Yah u selfish, yabona kwayena uthi abafazi mabalandel amaphupho abo bazmele ngoba indoda izokhlumeza kwasha kwacima kodwa yena ebengahlukunyezwa
If you say you grew up well because you got married at a very young age, remember that marriage is not an achievement. True growth and success come from personal development, education, and achieving your goals.
Mphalazise ntomboo ngoba uzokbulala
Eyii nawe ccstas wamdlisa umuthi 2 weeks 😮, overdose leyo munuuu hlala nomuntu wakho uwena owazenzela yena ukuth abe isnamba kuwe
What's going to happen nga bantwana cc??
Lungisa ubaba ukhipe ama teaspoons a few yomuthi to adjust niphile kahle,NI khulise ingane
No sisi, awukwazi ukumfaka enkingeni bese ufuna ukumshiya kanjalo, umdicilela phansi phela manje. Lungisa inkinga owayidalayo wena
Unamanga,lo seyajola,
Amadlozi omfana ayasebenza buka kufa neyinyanga ziyakhala wayifaka wayifaka, ubuthakathi abukhokheli.
Thengala indoda yakho inyama yengwenya unike indoda yakho.ngoba sewu funa enye
You decided to make him your prisoner and sentenced him for life I think you must celebrate because your wish came true 😂😂😂congra dadewethu
Njengoba cc wawumdlisa kanti wena wawulindeleni angithi usekunika uthando obulufuna pho ukhalelani ngoba uzenze wena cc mudle ntoyakhe mudle
Usebona abancono uyalunga kwenzeka abekufuna.
The nyanga always dies..
Isboshwa owazikhandela sona sisiwami
Kuryt Phela usile cc ngasekuqaleni wawungacabangile na
Ukube akamnamathele angithi ngabe akezanga ukuzosicefezela mxm ubanga isdina lo cc.
Cc Mina angikusoli, amadoda ayasihlukumeza,asizalise, bafike abahlakaniphile bawadlise, Mina nje angikusoli futhi angikujaji.
ngabe inyanga isaphila ubuzocela inumba yakhe ne😂👏🏿bafazi nisazosha sha
Angan wawumdlisela kona ukuthi abewumkhovu wakho lidleke isobho lakho cc angan masinikhuza ngemithi nithi sinomona ngoba singajoli singashadile siyanimonela iskhuni sibuya nomkhwezeli yabonake mnj uvuna okutshalile mthande myeni noma engasafun mlandele ngithi yiwa emvakwakhe bo
Utholakala kuphi lomuthi ngiyawufuna I wanna see something 😂.....manje gal nxa ukhuliswe kahle umgqondo womuthi wasuvela ngaphi
Obhululu nje
😂
Angicabangi angufuni imeme kshuthi noma ngithi ngsaya ekhaya uzothi uhamba nami aye ekhweni weeeeee kumnandi Kabi ekhayalami syabhiyoza nje kuze kuyovalwa kushukuthi angangigenca ngoçelemba😂😂😂