Uma behliphisa impumelelo yakho uzophupha kanje

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 2 พ.ย. 2024

ความคิดเห็น • 224

  • @christineckhuphe9080
    @christineckhuphe9080 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga Mbotho kubanzima empilweni ukuthola ukuthi ifamily kakuzwana emdenini ngiyasebenza izinto kazihlangani nasebantwini ophila nabo elizweni okulo akuzwana ngiyabonga Mbotho

  • @NtombiMakhanya
    @NtombiMakhanya ปีที่แล้ว

    Amen ngane yami bengicela ukubuza ukuthi maphupha umuntu osashona ebhukuda odakeni

  • @NdoNdawo
    @NdoNdawo 4 หลายเดือนก่อน

    Syabonga cc , ngcela ukuzwa Uma uphupha ushaya umshana kamkhwenyana uze ukhale ulokhu umshaya usho nokuthi wena ikhuluma ngami uhlangene nesitha Sami

  • @Christina-xb9kc
    @Christina-xb9kc ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga gogo ngokusifundisa

  • @thembagqunu4524
    @thembagqunu4524 ปีที่แล้ว

    Ndiyabonga Sisi wam yaz sendivuleke ingqondo ngok ungadinwa njalo 👏 enkosi ma wam

  • @fikilenkosi3976
    @fikilenkosi3976 ปีที่แล้ว

    Sawubona cc
    Siyabonga ngolwazi lwakho...umu uphupha batshontshe wonke umnyango kusho ukuthini.
    Ngiyabonga

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      Kubiak ukuba phakathi kwabakona okwakho

  • @thembizwane4146
    @thembizwane4146 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga cc ulusizo olukhulu awzi wena .Kwande cc😍😍😍

  • @thithibeletshuma9205
    @thithibeletshuma9205 ปีที่แล้ว

    Very informative syabonga cc ❤❤❤

  • @claytonvilla6312
    @claytonvilla6312 ปีที่แล้ว

    Syabonga kakhulu Cc hlengiwe 🙏,mina seke ngaphupha ngiphucwa imali yakwelinye izwe ngiynikezwe umlungu, wafika lomuntu engingamaz emva kwam waynqaka kqala.

  • @ThobekileNzuza
    @ThobekileNzuza 15 วันที่ผ่านมา

    Syabonga gogo🙏

  • @boysithole2929
    @boysithole2929 ปีที่แล้ว

    Siyabonga sisi.mina nginenking yokulahleka ngebekanje ngiphupha ngathi ngisezi hlobenizami. Manjekubangathi mhla ngiyaestolo ngiye manje uma sengithi. ngiyabuya angisayiboni lendlela engize ngayomanje lamaphupha enzeka njalo so bengicela ungisize sisi ukuthi kucazani lokho

  • @lindwemakgai7469
    @lindwemakgai7469 ปีที่แล้ว

    Thokozani 👏Ngiphuphe umunye u gogo aphethe isonka Sami ngidle ngasiya I half mangithi ngiya sifuna wa ala naso👏

  • @thembisilenkosi9353
    @thembisilenkosi9353 ปีที่แล้ว

    Siyabonga cc, mina ngisanda kuphupha ngivula umnyango ngithi ngiyaphuma ngifica amanzi angcolile egcwele igceke lami ngisacela nocingo lwakho ngizokwazi ukuthola usizo kuwe 🙏🏾

  • @wandilesiziba9182
    @wandilesiziba9182 ปีที่แล้ว

    Ahhh sisi waze yayicaca kahle yaz mna ngihlala ngiphuph ingilungisa ivalo kododwa sisala kuyabe kulabantu abangilwisa lam ngiyabe ngilwisana nabo ngivala Danko cc*

  • @qinisongcobo7633
    @qinisongcobo7633 ปีที่แล้ว +1

    Siyabona kakhul cc
    Kuchazanil ukuphupha uzibona uthi uyakhulum angakuphendul lombon ewuwena elokhu ekubukile njer engasho lutho

  • @vuyisilezulu2590
    @vuyisilezulu2590 ปีที่แล้ว

    Siyabonga cc ngolwazi akwande 🙌🙌

  • @thandinkuna3888
    @thandinkuna3888 ปีที่แล้ว

    Siyabonga gogo kwande👏

  • @khanyisilendzinisa2009
    @khanyisilendzinisa2009 ปีที่แล้ว +1

    siyabonga izimfundiso Nkulunkulu akubusise ❤️

    • @thandazileshabalala1212
      @thandazileshabalala1212 ปีที่แล้ว

      Gogo kunjani ngicela ukubuza uma uphupha ucc wakho omncane ethi namuhla umcimbi ka cc wami kusho ophilayo ubone ekulethela ingubo enhle ubone nezimbuzi ezimhlophe qwa zigcwele esibayeni uthi uyazibala ziwu14kuthiwa ezomcimbi wakho ngabe kuchazani gogo

  • @sharonmkhwanazi6188
    @sharonmkhwanazi6188 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Sisi ngamaphupho owahlaziyayo ❤️❤️❤️ yaz umuhle It rare to find a woman with short hair and no make up

  • @LindiweMaphanga-fg7hd
    @LindiweMaphanga-fg7hd 2 หลายเดือนก่อน

    Thonkoza gogo siyabonga kwande👏👏👏

  • @AdmiringCoastalBeach-ty5zn
    @AdmiringCoastalBeach-ty5zn 4 วันที่ผ่านมา

    Syabonga gogo ngezincazelo osikhanyisela ngazo.
    Ngsacela ukbuza Uma uphupha uqabulana nomuntu kusho ukuthi?

  • @mazwimgwebi1096
    @mazwimgwebi1096 ปีที่แล้ว +2

    Well stated! 💕

  • @AdmiringCoastalBeach-ty5zn
    @AdmiringCoastalBeach-ty5zn 26 วันที่ผ่านมา

    Akwande gogo ,🙏
    Cela ukbuza Uma uphupha muntu eletha nyoka medium brown namabala amhlophe iza kuwe nqo kusho kthini

  • @SophieMabena-ti7yc
    @SophieMabena-ti7yc 8 หลายเดือนก่อน

    shooo cc Hlengiwe ngiphuphe izinja ezimnyama ngiyabonga ngencazelo

  • @bongandwendwe7709
    @bongandwendwe7709 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga cc ngolwazi inkosi ikubusise kuba mna nje hleze ngiphupha uMlungu bethuna njalo nje and ngulo undimsebenzelayo enkosi cc

  • @NomvulaNxumalo-x7i
    @NomvulaNxumalo-x7i หลายเดือนก่อน

    Siyabonga ukusifundisa ngama phupho

    • @SmartMabaso
      @SmartMabaso 25 วันที่ผ่านมา +1

      Ngi cela ukubuza iphupha ingane ibaleka

    • @SmartMabaso
      @SmartMabaso 25 วันที่ผ่านมา

      Kuvele umfula nabantu begezwa kuvele inkukhuu emhphlophe

  • @XolileMajaca-zq7xj
    @XolileMajaca-zq7xj ปีที่แล้ว

    Siyabonga sister

  • @georgemsimango9182
    @georgemsimango9182 ปีที่แล้ว

    Well done sisi keep it up ngento oyenzayo ukusiza abadinga lelosizo God will bless you everyday 😂😂😂

  • @mxobhungane143
    @mxobhungane143 ปีที่แล้ว

    Syabonga kakhulu

  • @khombisilekhumbu3753
    @khombisilekhumbu3753 ปีที่แล้ว

    Syabonga uqhubeke njalo ngkusisiza

  • @bssishange4557
    @bssishange4557 ปีที่แล้ว

    Ngyabingelela nkosazana, uma uthenga amagwinya , uyikhiphe imali emhlophe uwathenge bakunike esandleni bese wena ephusheni ucela nje umngan wakho ukuth akubambele ngoba usuphethe izinto eziningi esandleni coz i remember ngangiphethe ne bible ephusheni kodwa zange ngicele ukuth alibambe lona kodwa ngacela abambe amagwinya..

  • @zintathusokhela4614
    @zintathusokhela4614 ปีที่แล้ว

    Makhosi siyabonga ngolwaz osipha lona 🙏🙏🙏

  • @zukiswabada6165
    @zukiswabada6165 ปีที่แล้ว

    Very informative, siyabonga salukazi.

  • @mfanakajabu
    @mfanakajabu 2 หลายเดือนก่อน

    kodwa umuhle mama, ungangicebi kwi dlozi, ngiyazisholo nje, umuhle ngemepela...

  • @mariamangwane7085
    @mariamangwane7085 ปีที่แล้ว

    Thanks again Gogo,🙏🙏❤️

  • @BafikileMthembu
    @BafikileMthembu ปีที่แล้ว

    Ngabonga kakhulu,sinenkinga ekhaya izingane zijwayele ukuphupha umama ozilile ezothakatha kodwa uyazimboza uma befuna ukumbona

  • @syabongaK555
    @syabongaK555 ปีที่แล้ว

    singayin nje ngaphandle kwakho sisi hlengiwe syabonga uqhubeke njalo 🙏

  • @mavisntombi6417
    @mavisntombi6417 ปีที่แล้ว

    Syabonga gogo

  • @hlengiwebuthelezi5076
    @hlengiwebuthelezi5076 ปีที่แล้ว

    Thokoza siyabonga ngolwazi 👏🏽👏🏽Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ufake isiphandla??

  • @ZodwaNgcobo-qq5bd
    @ZodwaNgcobo-qq5bd 2 หลายเดือนก่อน

    Sybonga cc

  • @patiencelushaba1934
    @patiencelushaba1934 ปีที่แล้ว

    Sbonge gogo👏,uma ngi phupha ngi khuleka bese ngi fuka hi dlozi then ngi quleke,ingabe kusho ukuthini lokho?

  • @phumzilepretty3278
    @phumzilepretty3278 ปีที่แล้ว +2

    Ngiyabonga🙌🙏

  • @paulinahnocwakajongqo2515
    @paulinahnocwakajongqo2515 ปีที่แล้ว

    Thokoza gogo, Uma uphupha unjojelwa u thola ehleni ku ngananto enhleni

  • @PhilileBarbarasEntertainment
    @PhilileBarbarasEntertainment ปีที่แล้ว

    Syabonga dade imfundiso yakho ..mina ngaphupha ngiya emsebenzini ngapaka imoto emhlophe eceleni kwendlala phambi kwe spaza samagwinya ma ngsathenga amagwinya wangena umlungu emotweni yam wabaleka nayo ngasala sengimlandela emva ngizama ukthola usizo ngemoto yam wabaleka umuntu ....ngabe lichazani nkosyam Kodwa imoto yona kaze ngibenayo

  • @clementmhlongo2491
    @clementmhlongo2491 ปีที่แล้ว

    Syabonga ngokusicobelela maMbotho,kusho ukuthini ukuphupha uphuma izinyo izinsuku zilandelani uphupha lelo phupho?

  • @scalesofjustice2877
    @scalesofjustice2877 ปีที่แล้ว

    Siyabonga dadewethu. Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha uhamba ngeskebhe phezu kwamanzi acwebile, amnyama angathi ulwandle uma sekuhlwile?

  • @mbaligoodness1068
    @mbaligoodness1068 ปีที่แล้ว +1

    Hi angazi 🤔 noma yimi kodwa awuzwakali

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 ปีที่แล้ว

    Siyabonga gogo kutshoni ma uphupha ugeza izandla amanzi engcoli ngaphansi kodwa phezulu clean ngangiqeda ukwakha amangcwaba kubaba

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      Kubiak ukuhlanjululwa kwabadlulile badinga ukuthi nibagezele mase kusuka amathunzi enza ukuthi kungalungi enikuthintayo ingoba ukungagezwa kwabo kudala isinyama phezu kwenu

    • @vanithavanitha635
      @vanithavanitha635 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 ngiyabonga cc akwande

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      @@vanithavanitha635 ngyabonga

  • @sandratyani4522
    @sandratyani4522 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga

  • @tebellomokati6219
    @tebellomokati6219 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga Sisi

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi หลายเดือนก่อน

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @sibusisobohlela9868
    @sibusisobohlela9868 ปีที่แล้ว

    Syabonga nathi kakhulu kakhulu 🙌 maMboTho

  • @SmangaPhungula-q8w
    @SmangaPhungula-q8w หลายเดือนก่อน +1

    Ngiphuphe ngihlephula I gate lasemsebenzini

  • @nomalangaprincess9637
    @nomalangaprincess9637 ปีที่แล้ว

    Siyabonga kakhulu ngicela ukubuza kudalwa yini ukukhala wedes ube lusizi ivele izenzakalele

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      Kubiak ukuvakashelwa isiko somuntu ongathokozile onosizi ezocela uszonkuwe mase uzizwa unosizi kanti uzama ukukhuluma nawe

    • @nomalangaprincess9637
      @nomalangaprincess9637 ปีที่แล้ว

      Sawbona futhi cc ngisacela ukubuza ngingenza njani kulesimo ngixolise kakhulu ukukuhlupha or maybe ungayenza one of the topic ngayo ngiyacela ungisize.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      @@nomalangaprincess9637 ngizoyenza ivideo

    • @nomalangaprincess9637
      @nomalangaprincess9637 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 ngyabonga kakhulu thokoza

  • @hlengiwehleh5182
    @hlengiwehleh5182 ปีที่แล้ว

    Okay cc ngyabonga sekyazwala

  • @NoxoloBhiyana
    @NoxoloBhiyana ปีที่แล้ว

    Uma iphupha unikezwa uookiya kushukuthini

  • @kwazindlela5643
    @kwazindlela5643 ปีที่แล้ว

    Angsakwaz Mama ei amatoho asbambe phansi kodwa ngyajabula i content maysakhona nawe ubukeka uphilile❤.

  • @sinawemayata9310
    @sinawemayata9310 ปีที่แล้ว

    Uphuma njani kwesisimo

  • @sobysobynomusakhuzwayo9331
    @sobysobynomusakhuzwayo9331 ปีที่แล้ว

    Siyabonga incazelo

  • @sphamandlagumbi9525
    @sphamandlagumbi9525 ปีที่แล้ว

    Cc unjan mina ngyaphil yaz mangabe uphuphe inamba ze lott zingaphumi noma kwakuyinyongo noma hlanpe angenzi kahl ngiphupha namajuba nenyoni ekuthiwa iqola

  • @MvuyisiMayekiso
    @MvuyisiMayekiso หลายเดือนก่อน

    Camagu makubechosi kubehele?

  • @ZamaMabasa-t4g
    @ZamaMabasa-t4g 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga❤ cela kubuza kuphupha limele kodwa sekuphola kwimihuzuko

  • @TryzinahChamane
    @TryzinahChamane 19 วันที่ผ่านมา

    Thanks so much

  • @eliasmogapi307
    @eliasmogapi307 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga cc

  • @mphafudi
    @mphafudi ปีที่แล้ว

    ❤❤❤❤❤

  • @zamamgabisa5090
    @zamamgabisa5090 ปีที่แล้ว

    Uma uphupha ushiya isicathulo sakho la ubuvakashele khona.

  • @ningikweyama4328
    @ningikweyama4328 ปีที่แล้ว +1

    Sisi kunjani ngisacela ukubuza kuchazani ukuphupha kuthiwa kumele uwashe zonke ingubo zakho zokugqoka uziwashe ngenyongo yenkukhu emnyama ngisize sisi

  • @phindilemillicent6758
    @phindilemillicent6758 ปีที่แล้ว

    Uma uphupha uvakashelwa umngani Bede ubona ehla itiye neSinkwa kusho ukuthini

  • @annahwinile6013
    @annahwinile6013 ปีที่แล้ว

    Siyathokoza gogo ngicela ukungazisho ngiphuphe ama turkey 🦃 amabili lesilisa nelesifazane angena eqhekeni namacwane amhlophe amanengi Kanye nenkukhu ebomvu ihamba namacwane nayo amanengi abomvu

  • @ZandyFanele
    @ZandyFanele 7 หลายเดือนก่อน

    Ngisanda ukuthandana nomuntu wami ngaphupha ugogo wakhe osewandlula emhlabeni engifuna isinkwa ngangavuma ngamtshela ukuthi ngisibekele lomfana okungumzukulu wakhe wangiphuca ngamphuca nami sagcina singakimi emva kwalokho kwaba nemvula sangenelwa ngamanzi endlini engena kuyo yonke indawo ngabe kuchazani ngoba lento yenzeka ngaboSeptember kwathi January following year indoda yathola ukuthi kubolekwe izimali ngegama lakhe ezindaweni eziwu3 kwaba nzima kakhulu ngoba namanje leso simo asikalungiseki

  • @TELISOMokoena
    @TELISOMokoena ปีที่แล้ว

    Cc ngiphe izinkomo eziboshelwe ziwu 4 zibomvu nama chaphaza amhlophe,ngicela ungichazela cc

  • @khanyisilephungula6684
    @khanyisilephungula6684 ปีที่แล้ว

    Sawbona sisi ngicela ukubuza ngiphuphe ngingena emfuleni osapool ngingena ngiphethe imbuzi emhlophe ngangena nayo ingathi siyahamba phakathi siyophumela ngale kwalomfula nalembuzi sithe mase siphakathi kwangathi amanzi ahlukana phakathi kuvuleks indlela ephumela ngale komfula.

  • @nkululekondlovu4064
    @nkululekondlovu4064 ปีที่แล้ว +1

    Unjani Mambotho,ngicela ukusizwa ngiphupha ngibulala ingonyama sokukabili kungabe kuchazano sis ngisize

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      Ngicela ungifonele0614007521

    • @thokozanimalinga7313
      @thokozanimalinga7313 3 หลายเดือนก่อน

      Thokoza maMbotho ngicela ukwazi kuchazani ukuphupha umuntu wakho ekuchamela noma inja ebomvu

  • @EmmaMalatsi
    @EmmaMalatsi หลายเดือนก่อน

    Thokoza gogo ukuphupha izinja zikhulekiwe kushoni thokoza

  • @XoilieZikode
    @XoilieZikode 7 หลายเดือนก่อน

    Cc ngicela ukubuza nggiphupha ngisemanzini amahle Koda phans angcolile kunamajazi ezayoni neentambo ephothiwe enawo Sonke amawli ngemibala ehlukene Mina engathi ayangikhwica ngaphuma ngyabonga sekusele umama kulawomanzi ngybonga

  • @nomzamolankierasmente4071
    @nomzamolankierasmente4071 7 หลายเดือนก่อน

    Cc unjan, ngicela ungitshele ukuthi kuchaza ukuthini ukupupha ii Cd player ,actually uphupha umama wakho ekuoha ii Cd 💿

  • @ongafiyomabotshwa8266
    @ongafiyomabotshwa8266 ปีที่แล้ว

    Danko

  • @mondlidladla4835
    @mondlidladla4835 ปีที่แล้ว

    Hello sisi wam mina ngiphuphe u key wemonto wami uhlephuka ,ngasebenzisa spare key ,imonto iyaduma kodwa ayi light ngaphakathi ,kodwa ngaphandle iya lighter, manje angazi ukuthi kusho ukuthini.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      Ngicela ungifonela 0614007521ngizokuchazela kahle

  • @annahwinile6013
    @annahwinile6013 ปีที่แล้ว

    Thokoza gogo mina ngiphuphe inkukhu emnyama ihamba namacwane amathathu amnyama nawo

  • @khubonisanelisiwe3285
    @khubonisanelisiwe3285 หลายเดือนก่อน

    Sis unjani
    Cela ungsize nginanabhadi nje angthandwa abantu nomsebenzi angutholi cela ungsize ngongangsiza ngako maybe I need ukugeza idlozi kuze izinto zami zivuleke , angaz

  • @christinamakhaya6292
    @christinamakhaya6292 ปีที่แล้ว

    Ngibonge gogo,bengisacela ukubuza uma uphupha uzinwaya engalweni besengathi ivuvukile kubengathi kunento ngaphakathi ngase ngibona ikhanda lenyoka kuleyondawo evuvukile ngaphaphama nginokwesaba

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      Ubunjani umbala wenyoka ngizocela ungifonele0614007521

  • @MbalenhleXulu-qt4zr
    @MbalenhleXulu-qt4zr 4 หลายเดือนก่อน

    Uyiveze la ukhuluma khona

  • @kbkhumalo4084
    @kbkhumalo4084 ปีที่แล้ว

    Sawubona sisi Kuchazani ukuphupha umuntu ongasekho futhi engasho lutho evele. Bese uyathula nje

  • @KhulekaniNgobese-gd6ei
    @KhulekaniNgobese-gd6ei 4 หลายเดือนก่อน

    Kuchazan ukuphupha ujahwa yinkomo
    Ukuphupha futhi izinyoka njalo nje?

  • @sphesihlepapi3047
    @sphesihlepapi3047 ปีที่แล้ว

    Cc ngicela ukubuza ubabawami sewandlula ngimphuphe unginika uR50 athi ngyothenga amaqanda ngiyile mangisendleleni ngibuya afa wonke amaqana endleleni ngabe kusho ini

  • @NcamisileTShabalala
    @NcamisileTShabalala หลายเดือนก่อน

    Sisi wami ngicela ungisize ngaphupha malumekazi wami ezilile kodwa umdlume uyaphila

  • @ntombitshabalala8572
    @ntombitshabalala8572 ปีที่แล้ว

    Uma uphupha ushanela endlini ngabe lichazani

  • @philapaul2389
    @philapaul2389 ปีที่แล้ว

    Sawubona , ukuphupha imoto ebomvu kuchazani.

  • @Animate385
    @Animate385 ปีที่แล้ว

    Aay ngyawaphupha ke amanzi ancolile 😔👏🏽khona lapho engaphupha ngsemanzini ancolile kodwa kwaba khona into eng'donsayo ngaphuma.
    Izinja nazo, zihlez zikhonkotha kodwa ukgcina kwam ukuziphupha ngaphupha igijima nam engath eyam. Uma ngfika phambili ngathola lezi ezihlala zingikhonkotha zifuna ukungluma zime maduze nendlela, zangiyeka ngahamba nalena bengigijima nazo.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      0614007521 ungafona ngizokuchazela

    • @Animate385
      @Animate385 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 ngyabonga ma, ngizofona

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      Ngicela ungifonela 0614007521

    • @Animate385
      @Animate385 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 thokoza , ngzofona❤️

  • @igezalakongozatv3900
    @igezalakongozatv3900 ปีที่แล้ว

    Sawubona cc wami ngisacela ukubuza leliphupho ngiphuphe kukhona akadengividolayiza kodwa akubanga impumekelo ngoba ngathi ubehluleka nami ngagcina ngidikila ngahamba nganyuka indawo engathi intaba so ngagcina sengimbukela ephansi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  ปีที่แล้ว

      Kubiak ukuthi kunomuntu osekunesikhathi ezama ukuthwebula nkonke ozizamela kona kodwa ugcine esehluleka futhi uzomehlula ngempumelelo yakho ukunyuka intaba kusho ukuphumelela okuzofezeka kuwe yena uyomshiya kakhulu enganalo leli zinga oyoba kulo ingakho ubumbukela phansi uphezulu wena ,kukonke nje kubika isitha esfuna ukona okwakho kodwa uyosihlula

    • @igezalakongozatv3900
      @igezalakongozatv3900 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 Ngiyabonga kakhulu cc wami ngencazelo yakho ngicela ungadinwa yithi ngoba sithembele kuwe ukusichazela ezibonakalisweni esivezelwa ngabadala inkosi ikubusise

  • @khathidemiya
    @khathidemiya ปีที่แล้ว

    Ngiphupha kakhulu abelungu ngidla nabo kokunye bengibamba ensimini..ngabe yisichitho lokho

  • @philileprincessgoqo6790
    @philileprincessgoqo6790 ปีที่แล้ว

    Thokoza gogo.mina ngiphuphe sivula inkonzo mina nomyeni wami buthi lendlu ebesizovula kuyona ibandla ibingcolile kakhulu mina ngishanela indoda yami ithi ivala isicabha siwa nje simoshekele nje nalendlu bekuyindlu yakudala nje

  • @NhlakaniphoMdluli-d1g
    @NhlakaniphoMdluli-d1g 10 หลายเดือนก่อน

    Mina sisi ngike ngaphupha nginika ubaba wami imali ngithi akayophuza bt sekashona kudala wathi eseyithatha imali kwavela sekuyisilwane ngayilahla phansi

  • @sihawumathe3594
    @sihawumathe3594 6 หลายเดือนก่อน

    How to download a video from TH-cam? Ziningi izinkulumo za HX Mbotho engizidingayo

  • @ZinhleShabalala-om8rd
    @ZinhleShabalala-om8rd 7 หลายเดือนก่อน

    Thokoza gogo ngicela ubuza kusho kuthini ukuphupha ubhema intsangu

  • @nkosiphenduledyantyi6275
    @nkosiphenduledyantyi6275 ปีที่แล้ว

    Ndiphuphe ndisemfuleni ugcwalisa amanzi emdaka kodwa aphimde ehla mdakhona uhamba ndingasizwa yini

  • @nosakincokwana1566
    @nosakincokwana1566 ปีที่แล้ว

    Thokoza gogo sube kwenze njani njalo ma uphiwa into kunodade wenu okumele umnikeze ingxenye yalonto

  • @nonhlanhlashezi6843
    @nonhlanhlashezi6843 ปีที่แล้ว

    Ukuphupha uphunyukwa ibhondlela lagologo life

  • @bhekiziqubu2343
    @bhekiziqubu2343 ปีที่แล้ว

    🙏👌👏👏👏

  • @mbaligoodness1068
    @mbaligoodness1068 ปีที่แล้ว

    Seyi ryt