ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Baba uNkulunkulu baba akugcine njalo nje baba ngolwazi onalo unobchule nenjulo yolwazi uShembe akubusise Khabazela lo ngingajabula uma ngingathola i no yakho Amennnnn👏👏👏👏
082 726 3466
Mahaye Siyabonga baba ukusicathulisa njalo ngomlando ojulile wesintu jikelele. iNkosi ikubusise
Kunjalo Muntomkhulu, siyabonga
Kube kuhle sibonana e Buhleni namuhla eSikhumbuzweni seNyangayezulu.
Ngizizwe ngibusiseka Dokotela. Kuthe kusenjalo ngamangazwa umkhulu waseNewcastle okhale ezimathonsi uma ekubona ekubeni esenesikhathi eside ezwa izinkulumo zakho nasemsakazweni ezimshiya encinciza. Dokotela leyanto engayibona isho lukhulu. Singaloba isiqephu ngakho nje kukodwa. Amazwi asale ewasho kimi angidabukisa kakhulu 💔
Yazi ulwazi olunje bakwethi ngyalu dinga angazi.ngingasizakala kanjani
Awulandwe umhlaba wethu ezizweni. Ngoba vele,umhlaba wathathwa emakhosini akithi.Senzeni umbuso ubuyele kubanikazi hhayi kumapolitical organisations.
Baba Mahaye,ngike ngezwa kuthiwa iSilo uJinind' omnyama watshela uMntwana uDinuzulu ukuthi aze amuphindiselele kuMntwana uZibhebhu ngokugasela kwakhe oNdini ephindelelela, kuyiqiniso kangakanani loko baba?
Ingonyama yafihlwa kwaMbuyisa Engome.
Makusuka eka Zulu nama ngisi ngo 1879 ingonyama u Cetshwayo yayinomkhumbi wempi onamandla kuyo yonke I southern africa ngalesoskhathi kepha wahluleka ukuwusebenzisa ngendlela ngoba ngale kokuba ingonyama yayiwazisa amangisi yayiwasaba futhi iwahlonipha ikholelwa kakhulu kuwo.
Isigaba 4 siphi kanti angisitholi
Mina ngifuna ukubuza ukuthi iyiphi Le ndawo ebizwa engome ngoba ikhona ngakithi indawo yase ngome