ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Siyabonga Mshumayeli izimfundiso ezinhle. Sifunda okuningi esingakwazi. Sengathi singavuleka amehlo sonke. Nabangaboni babone. Amen
Baba waseZulwini,iNkosi yamaNazareth Shembe Nyazi Lwezulu,sicela lusigezele imisamu yolibo lwezibongo esiphuma kuzo,alusikhumbulele abazali bethu bayizolo bakuthangi basendulo ndulo abanye badonso dilika jele,ngemisebenzi yobumnyama nokuba iladi lomubi..asikhumbulele abanyinya ezibelethweni zonina nabashona bebancane..asisusele imiphefumulo yabazali bethu ukuhlala emathanjeni ezinyoka..sicela usiphu uMoya oyiNgcwele,uMoya wakho SHEMBE..
Siyabonga Babu Mshumayeli
Engathi lezifundiso zingagcwala wonke umhlaba silungisele imindeni yethu
Amen Mshumayeli, uShembe siyacela asiphe amandla okuzohlawula amacala okhokho bethu.
🚂☀️🌑🌈⚡🙏🙌
Kodwa ngngaytolaphi nje inamba kaaba uMajiya
uNyazi sicela lubaphe amandla aphindaphindiwe abashumayeli. Kunzima ethuneni. Kungcono ukuvele umtshele obuzayo ukuthi akazozizwela. Inkulu kakhulu lendaba ibukhuni, ibalula kodwa uma uzovula inhliziyo. Mina ngihlala nepeni nephepha uma ngibuka noma ngikhona eThempelini.
Yebo ngiyavuma ukuthi uBabamkhulu okhuluma kubabmshumayeli Majiya,,hai kunzima
Siyabonga Mshumayeli izimfundiso
ezinhle. Sifunda okuningi esingakwazi. Sengathi singavuleka amehlo sonke. Nabangaboni babone. Amen