UKUHLUNGWA KWEZIDALWA KUMUNTU

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 18 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 30

  • @shelly5429
    @shelly5429 3 ปีที่แล้ว +7

    Mkhulu Bhovungana uyathandeka nje....

  • @sphokazindlala6292
    @sphokazindlala6292 2 ปีที่แล้ว +1

    Wow! The wisdom, understanding and knowledge in you bomkhuku, out of this world I tell you...... 🙏👏🧘‍♂️

  • @JaneDoe76664
    @JaneDoe76664 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga makhehla ngosizo. Makuphela lesimo esibhekene naso lethekwini... ngizoke ngiye kuMkhulu Bhovungane ayongicebisa.

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 3 ปีที่แล้ว +1

    Ayi ijulile indaba yenu madoda amakhulu kyabongeka 🙏

  • @robdee7329
    @robdee7329 2 ปีที่แล้ว

    Very informative 🙏🏾

  • @khatlisodumuse1055
    @khatlisodumuse1055 2 ปีที่แล้ว

    Bafothu ingathi nisho kimi manikhuluma kanje yhooo kunzima ephilweni phinde ungatholi kwamusebenzi nje ube unefamily udlelawa ingane endlini akho xolo tuuu

  • @wonderfulnature806
    @wonderfulnature806 3 ปีที่แล้ว +2

    Uma nithi akuvalwe umuntu Othwetshuliwe nithini ngesiZukulwane Seshumi ? Ngoba phela sikhonela khona lokho ukulungisa Amaphutha .
    Ngamafuphi there are problems anzima ukundlula ukwenza kodwa akuchazi ukuthi asidikibale noma Sishaye indiva.

  • @mandy.m7191
    @mandy.m7191 3 ปีที่แล้ว

    Kodwa muhle I mpela u Bhovungane. Ngimamele kodwa

  • @andriesmkhwanazi1547
    @andriesmkhwanazi1547 3 ปีที่แล้ว

    Mpunga Mina ngazalelwa egoli beqhashile abazali bami bese benza lapha, mama waya Nam kubo ngafike ngagula wathi ugogo ozala umama angbuyiselwe kobaba mangbuyiswa zanyamalala zonke lezilonda ebemile umzimba wonke, ngaleyondlela ngakhulela kithi ngaze ngasebenza, manje into enje ilungiswa kanjan ngoba ngikhuliswe kithi kodwa abazali bami abagcagcile?

  • @casinogqaliwe6490
    @casinogqaliwe6490 3 ปีที่แล้ว

    Mpunga Yesintu. Xa iligqirha elithumela umntwana ayokwenza imbeleko kulotata kodwa yena uyenzelwe eyakomalume.

  • @ndinisajoseph5784
    @ndinisajoseph5784 3 ปีที่แล้ว

    Keep it up

  • @Kingallday7
    @Kingallday7 2 ปีที่แล้ว

    Lendaba ijulile kuyenzeka uhlole, kungaveli ngoba labantu ababi balwa nezinto ezizolungisa impilo yakho

  • @rain-lindamakhanya1866
    @rain-lindamakhanya1866 3 ปีที่แล้ว

    Mpunga sicela e video e khuluma ngo kuthi uyaya yini emathuneni uyo cleana khona if umuntu wakhona wathebulalwa?

  • @thulindebele8691
    @thulindebele8691 3 ปีที่แล้ว

    Naze naythinta into esingihluphe impilo yam Yonke. Impumelelo iphunyuka sengisemnyango njaaaalo.

  • @nompikelelomage200
    @nompikelelomage200 2 ปีที่แล้ว

    Ngimusha lapha kodwa sengifunde okuningi lapha ngibonge Makhosi cela lingisize indlela zami zikhanye

  • @sibusisotede9632
    @sibusisotede9632 3 ปีที่แล้ว

    🙌🏾🙌🏾🙌🏾

  • @siphiwembiyela3886
    @siphiwembiyela3886 3 ปีที่แล้ว

    Bhovungane uthukuthele namhlanje.... Ulwazi olungaka pho

  • @preciousprecious7581
    @preciousprecious7581 3 หลายเดือนก่อน

    Impumulo zenu ziyafana, anihlobani?

  • @pemdletshe2332
    @pemdletshe2332 3 ปีที่แล้ว

    Uwusiza kanjani umphefumulo ungasali phezukwethuna for 12months uthwesthulwe abathakathi ngoba bayazi uhlala. Phezukwethuna

  • @mandisahlabisa7705
    @mandisahlabisa7705 3 ปีที่แล้ว

    nisebenza kahle kakhulu.

  • @snamalungelohadebe718
    @snamalungelohadebe718 3 ปีที่แล้ว

    Thokoza Mkhulu Mpungayesintu

  • @sandilealgero5867
    @sandilealgero5867 3 ปีที่แล้ว

    Ngicela ukubuza ukuthi Eli njani eJazi elimunyama elinesiphika sengwe elani libizwani

  • @mfekamthokozisi6066
    @mfekamthokozisi6066 3 ปีที่แล้ว

    ILIPHI IDLOZI ELI VIKAYO ILIPHI ELILETHA INHLANHLA ?

  • @joshuamazibuko7808
    @joshuamazibuko7808 3 ปีที่แล้ว

    Sijulile lesihloko

  • @casinogqaliwe6490
    @casinogqaliwe6490 3 ปีที่แล้ว

    Kwakhona xa ngabe ngumzali wakho elithongo libi, ulilahla njani.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 3 ปีที่แล้ว +1

      Funa ukuba kutheni ukuba Abe yithonga elibi umlungisele ngoba uMzali wakho loyo,xa ulahla yena umsamo wakho awuphelele.funa ukuba yini le emncolisile umlungisele ze amukelwe ezulwini lomdeni wakini.Thokoza

    • @casinogqaliwe6490
      @casinogqaliwe6490 3 ปีที่แล้ว

      @@sybongawiseman7565 Enkosi mkhulu

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 3 ปีที่แล้ว

      @@casinogqaliwe6490 Thokoza

  • @nhlanhladj
    @nhlanhladj 3 ปีที่แล้ว

    IMpunga......

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 3 ปีที่แล้ว

    Impunga