ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Power power bobhuti no sisi wow 🙏🙏
ABALOBI - ISIPOKI SOTHANDO (Poetry) Uthando, Is'poki Esabeka Inxiwa Esibayeni Semizwa, Luteta Amaqanda Okufa, Inhliziyo Idl'amagalane Uma Kunje, Uma Izimo Zingishaya Selungishaya Luphindelela NovaloKubuhlungu Ukuthanda NgovaloNani Valani Izinhliziyo Zenu, Nazi Izimilo Zenu Ziphuma NgesangoUthando Luyafana Nokufa Ngoba Inhliziyo Yami Isilukhuni Njengendawo Yamathuna, Emzimbeni Wami Kusemakhazeni Ngoba Wonke Owesifazane Obuthaka Esimilweni Ufika Esezofela Kumina Enhliziyweni Okubuhlungu Ukuthi Bafika Kimi Beqotho Bethembisile Kanti Ngaphakathi Baqhambusile Okwabafazi BegoyileBesesiside Isikhathi Ngiwuthelawayeka Womgwaqo Ngisingethe Izidumbu Zabesifazane Abebejahe Ezinkanukweni Abanye Bebejahe Embhedeni Abanye Bejahe Ephaketheni Kazi Ngizoshonaphi Ngoba Sengife Izihlandla Eziningi NgaphakathiUbusuku Njalo Sebungidonsela Endlini Yokulila, Ukuphila Kunzima Kodwa Bathi Kungcono Uma SewujwayeleKwesinye Isikhathi, Kwesinye Isikhathi Kuyenzeka Sijwayele Ibhadi Ngoba Nami Esitolo Sothando Sengi hlezi Ngithenga Izimpahla Ezingangilingani Abangani Bathi Mangingakhalali Kodwa Kanjani Ngoba Ayaqhibuka Amaqanda Espoki Sothando Kazi Kusasa Ekabani Inhliziyo Efayo. Empeleni Kufuze Engabe Isitsha Esihle Kasidleli Ngoba Ngobunuku Bethu Siyabuqeda Ubuhle BasoKancane, Kancane Kancane, Kancane Kancane Ngiyashintsha, Inkinga Yenu Anikaboni Ukuthi Umuntu Wesifazane Unamandla Amangakanani, Umuntu Wesifazane Ukwazi Ukusakha Futhi Ukwazi UkusibhidlizaMina Namhlanje Sengiyizindonga Ezimile Angisasilo Ikhaya, Ngiletha Amakhaza, Uma Kunomeselandi Onothando Lokwakha, Makashayele Lenombolo Engezanzi KwaloludabaNGIYISPOKI SOTHANDO Ngihlasela Abafisa Ukuqopha Imilando, Ngiyinyoka Ephenduk'indandatho, Ngibhidliza Yonke ImishadoNgiyiphupho Kubantwana Abasafisa Ukuthandana, Uma Sebethandana Ngiphenduka Uthando LwezinhlosoImizwa Yabo Uma Iqala Ibambana Iqina Ngivamise Ukuxegisa Isimilo MinaNGIYISPOKI Sothando, Ngiyisthunzela Sothando Ngaqalekiswa MinaNgathweswa Ubugqila Abalambele Ukuzisebenzela Ngibaphakela Ubunzima, Ngizokuxoxela Nangami Ngisawuthando Ngisaphila, Ngikhule Enkonzweni NgiyiKhatholika, Ngafa Kancane Ngafakwa Kwabancane, Ngaqalekiswa Mina, Manje Nginokukhipha Izidumbu Embhedeni Belele Ngiyabagulisa, Abantwana Bami Laba Ngiyabagulisa, Abanye Ngibafumbathisa iRosaru, Isiphambano Kube Isikhali Sokufeza IzinkanukoAbanye Ngibenza Bakuqome Nokufa Bengazi, Abanye Bashade Bazinikele Ekufeni BebonaNgivala Amehlo Kothandwa NgeqinisoUthando Alukale Ngabangani Mebona Hhha Ngizokuqeda Isiqubulo Sikasofa Silahlane Kulomhlaba Ngifuna Amasoka Sonke Asifele Emanyaleni Bamb'isandla Sami Kamakhelwane BalulaHhha, Umzimba Kantombazanyana Ngiwuphendula Isitende, Khona Abakhokhela Usuku, Abanye Inyanga, Masihlalisane Kusho Izifo Zimbanga Isipoki Sothando Esimaphiko Mhlophe AayiISIPOKI Sothando Esimaphiko Mhlophe, Imani Nginitshele, Izinhliziyo Zenu Izona Ezimise Izindonga Zesihogo
Ai man u Mandisa baft
Number one
Power power bobhuti no sisi wow 🙏🙏
ABALOBI - ISIPOKI SOTHANDO (Poetry)
Uthando, Is'poki Esabeka Inxiwa Esibayeni Semizwa, Luteta Amaqanda Okufa, Inhliziyo Idl'amagalane Uma Kunje, Uma Izimo Zingishaya Selungishaya Luphindelela Novalo
Kubuhlungu Ukuthanda Ngovalo
Nani Valani Izinhliziyo Zenu, Nazi Izimilo Zenu Ziphuma Ngesango
Uthando Luyafana Nokufa Ngoba Inhliziyo Yami Isilukhuni Njengendawo Yamathuna, Emzimbeni Wami Kusemakhazeni Ngoba
Wonke Owesifazane Obuthaka Esimilweni Ufika Esezofela Kumina Enhliziyweni Okubuhlungu Ukuthi Bafika Kimi Beqotho Bethembisile Kanti Ngaphakathi Baqhambusile Okwabafazi Begoyile
Besesiside Isikhathi Ngiwuthelawayeka Womgwaqo Ngisingethe Izidumbu Zabesifazane Abebejahe Ezinkanukweni
Abanye Bebejahe Embhedeni Abanye Bejahe Ephaketheni
Kazi Ngizoshonaphi Ngoba Sengife Izihlandla Eziningi Ngaphakathi
Ubusuku Njalo Sebungidonsela Endlini Yokulila, Ukuphila Kunzima Kodwa Bathi Kungcono Uma Sewujwayele
Kwesinye Isikhathi, Kwesinye Isikhathi Kuyenzeka Sijwayele Ibhadi
Ngoba Nami Esitolo Sothando Sengi hlezi Ngithenga Izimpahla Ezingangilingani
Abangani Bathi Mangingakhalali Kodwa Kanjani Ngoba Ayaqhibuka Amaqanda Espoki Sothando Kazi Kusasa Ekabani Inhliziyo Efayo.
Empeleni Kufuze Engabe Isitsha Esihle Kasidleli Ngoba Ngobunuku Bethu Siyabuqeda Ubuhle Baso
Kancane, Kancane Kancane, Kancane Kancane Ngiyashintsha, Inkinga Yenu Anikaboni Ukuthi Umuntu Wesifazane Unamandla Amangakanani, Umuntu Wesifazane Ukwazi Ukusakha Futhi Ukwazi Ukusibhidliza
Mina Namhlanje Sengiyizindonga Ezimile Angisasilo Ikhaya, Ngiletha Amakhaza, Uma Kunomeselandi Onothando Lokwakha, Makashayele Lenombolo Engezanzi Kwaloludaba
NGIYISPOKI SOTHANDO Ngihlasela Abafisa Ukuqopha Imilando, Ngiyinyoka Ephenduk'indandatho, Ngibhidliza Yonke Imishado
Ngiyiphupho Kubantwana Abasafisa Ukuthandana, Uma Sebethandana Ngiphenduka Uthando Lwezinhloso
Imizwa Yabo Uma Iqala Ibambana Iqina Ngivamise Ukuxegisa Isimilo Mina
NGIYISPOKI Sothando, Ngiyisthunzela Sothando Ngaqalekiswa Mina
Ngathweswa Ubugqila Abalambele Ukuzisebenzela Ngibaphakela Ubunzima, Ngizokuxoxela Nangami Ngisawuthando Ngisaphila, Ngikhule Enkonzweni NgiyiKhatholika, Ngafa Kancane Ngafakwa Kwabancane, Ngaqalekiswa Mina, Manje Nginokukhipha Izidumbu Embhedeni Belele Ngiyabagulisa, Abantwana Bami Laba Ngiyabagulisa, Abanye Ngibafumbathisa iRosaru, Isiphambano Kube Isikhali Sokufeza Izinkanuko
Abanye Ngibenza Bakuqome Nokufa Bengazi, Abanye Bashade Bazinikele Ekufeni Bebona
Ngivala Amehlo Kothandwa Ngeqiniso
Uthando Alukale Ngabangani Mebona
Hhha Ngizokuqeda Isiqubulo Sikasofa Silahlane Kulomhlaba Ngifuna Amasoka
Sonke Asifele Emanyaleni Bamb'isandla Sami Kamakhelwane Balula
Hhha, Umzimba Kantombazanyana Ngiwuphendula Isitende, Khona Abakhokhela Usuku, Abanye Inyanga, Masihlalisane Kusho Izifo Zimbanga
Isipoki Sothando Esimaphiko Mhlophe Aayi
ISIPOKI Sothando Esimaphiko Mhlophe, Imani Nginitshele, Izinhliziyo Zenu Izona Ezimise Izindonga Zesihogo
Ai man u Mandisa baft
Number one