Kwaze kwazwela ZINSIZWA ZAKITHI IF KUYIWO U TIK TOK LONA OWENZE KANJENA NGITHI SYAKHULEKA MAHWANQA AKITHI AYBENCANE ,ALWEHLE ULAKA SIBONILE SEZWA SO KE ,ASIKHUZANE SIKHUZEKE ,ILOKHO NJE KUPHELA MAHWANQA AKITHI .
Uphumule ngokuthula ndodana,Uber yidlozi elihle emndenini wakho,it was too soon for you to go ,phone ke singathini ngaphandle kokuthi mayenzeke Nintendo yakhe😢
Ngokuba bonke abaphilayo bayazi ukuthi bazokufa kodwa abafileyo abazi lutho,wena ophilayo zilungiselele usaphila ukwazana no mhlobo onguJesu ithuba lisekhona ukuze mawufa ungayi echibini lomlilo.uJesu Kristu uyiNkosi Amen.
Nomangabe bekwenzakaleni kodwa akekho umuntu odeserver ukufa🤞 Noma ngabe bekuyisitha esiqhamuke eceleni esingasisona esakwa Tick tock angeke kusabonakala
Isukile Bafana bakithi min ngyaybuk lento kuzoqubuk impi yezigodi🤞🤞💔ayivinjwe kuse early bafwethu
Kanjalo
😢😢kubuhlungu bafethu sengifisa ukuzwa umenzi ukuthi uzizwa kanjani Uma esebona ibhokisi elibanjwe ngenxa yesandla sakhe mhlampe uyakikiza uyasina lapho ekhona ngoba ukubona yena noma kanjani uyabona yonkinto eqhubekayo eznkundleni zokuxhumana asisholutho unembeza udla umnikazi yigazi lomuntu leli liyakhulu ngeke ubulalumuntu bese uhlale unethezeke sengathi akwenzekanga lutho
Phumula ngoxolo Dubula mhlampe ngelinyilanga iqiniso liyovela ukuthi umuntu othathe impilo yakho ubani bekungani aze athathe lesnqumo asmazi ke thina kodwa nina nobabili niyazana ngoba kumanje lapho ulelekhona uyamazi umbulali wakho 💔
In loving memory of,
Dubula Mbatha,
God bless
Thank you 💕...
ULALE KAHLE DUBULA USISHIYE NOBUHLUNGU OBUYISIMANGA BESISALINDE LUKHULU KUWE ENGATHI UJEHOVA ANGAWUPHOLISA LOBUHLUNGU EMNDENINI KAKHULU EZINGANENI ZAKHO NAMUHLA AZISENAYE UBABA
Ubesemncane kubuhlungu😢uPhumule ngoxolo Dubula .
Kwaze kwabuhlungu 😭💔 kimi njengo mama
Imina ngedwa yini okhalakangaka bakithi,ziyazehlela ubuhlungu
Ey nginomuzwa omubi ngaloku engikubona lapha😢😢😢😢😢
(Akukho zinyane lemvu ladliwa zingwenya kwacweba iziziba) isaga esinesisongo esibi, nqina mbulali, nqina msolwa nabobonke eduze kwakho nabangenacala.💔
Ngiyasizwa mina mfwethu ayi ayi bafo massage leyo 😢😢😢futhi unganadlebe ngeke ezwe
You are now rested in eternal peace Dubula.
Umngcwabo wakho unakho konke: Usizi, umunyu nenhlokomo ngokunjalo.
Ingabe kuyoba njan mhla
ngihambayo?
Phumula Nsizwa..🕊️🕊️🕊️
Mmmmmm kwanze kwabuhlungu engabe owenzile uthini
Noma ngathiwa umuntu woneni kodwa mengabulalanga muntu akakfanele ukufa ngalendlela enabatwana💔
Zamphelezela kahle izinsizwa
Ngathi engalala ngokuthula Dubula mfowethu siyohlala sikhumbula my Rest in peace
Ey Nkosi😭hambakahle Dubule
RIP ku Dubula nomndeni uthobeke amanxeba , ayy ke sesizobuka banike manje etalabha omunye.
Kubuhlungu ngalensizwa💔💔💔💔
Kwaze kwazwela ZINSIZWA ZAKITHI IF KUYIWO U TIK TOK LONA OWENZE KANJENA NGITHI SYAKHULEKA MAHWANQA AKITHI AYBENCANE ,ALWEHLE ULAKA SIBONILE SEZWA SO KE ,ASIKHUZANE SIKHUZEKE ,ILOKHO NJE KUPHELA MAHWANQA AKITHI .
Kubuhlungu umasekunjena kodwa kukhona okunye ngemuva kuka tik tok ngeke madoda
Lala uphumule mft2 😢😢😢😢nom.ngab bewenzen kodwa lokh abekweze kuwen kube rong kakhulu lala uphume mft2 ubeidlozi elihle emndeni wakho😢😢
Kwaze Kwanzaa emhlabeni
Uphumule ngokuthula ndodana,Uber yidlozi elihle emndenini wakho,it was too soon for you to go ,phone ke singathini ngaphandle kokuthi mayenzeke Nintendo yakhe😢
KAZE KWANGENANI KWAZULU UKUBULALA UMUNTU INTO ENCANE NJE IMOYA PHANSI BABHEMU
Bekuyinzizwa kodwa umfoka Mthiya ndabezitha lala uphumule qhawe😢
Isukile mandoda ,ngaze ngalesaba lelabhakede hambakahle Dubula
kazi uthini wembulali
Shame kwàzà Kea buhlungu 💔💔
So bakhona khonapha nabo ababulali😢
Yes ukuzoqinesekisa kodwa alibambe lingashoni
Auuuu zayibiza izinsizwa uphukile umoya 😢uphumule Dubula
Full episode funeral plz🙏
Hayi liphupho ukufa andikayikholwelwe le wahamba ndoda lala ngoxolo ntokawo
Lengoma lo bulale udubula ayi uzoyithola nje kahle ukuthi akukhozinyane lemvubu ladliwa zingwenya kwaceba isiziba.kumele azi naye ukuthi zizokhala kuyena
Nakuban kuyenza kuyena akekho oyophila inguna phakade ubulala umuntu esemncane umshiyisa abantabakhe
Makaz umbulali suke seku thin mase ku nje njengoba kubuhlungu kimi ngingamazi😢
RIP Dubula mfana wami 😭
Kuhlungu yazi untu wezie into embi kangaka
Rest peace dubula
Uyabona masesivuma zithi mashandu olani uvalo sobayibamba sinqume amaviyo singebangaki ivele ivuse umunyu kulungile lala shandu
Rest in peace brother God bless you 😢😢
Kwaze kwabuhlungu bo.kodwa akho zinyane eladliwa kwacweba isiziba.dudu kubazali nonkoskazi neyngane .nakumbulali sekyezwela nase kunje
Kwaze kwazwela 💔💔💔💔😭
May his soul rest in peace 😢😢😢
Rest in peace Dubula😢
AKALALE NGOKUTHULA.
Phumula Ndabezitha
Phumula nsizwa , bunesizotha umfihlo wakho .
iqhathekile babhemu Noma ubani uyabona ibuhlungu lento eyenziwe kithi siwunongoma
Nathula nathini echapha abantu ngenhlamba
Hai kahle wena no nongoma wokunuka. Nithanda kabi uzenza special nina bamtu bakanongoma nizenza iqwanga bese nilokhu nithi wakwanongoma phela mina.nizophela lomqondo wenu .yonke indawo neqwaga zakhona
@nontokozosinenhlahla2304 mina ngyayazi impi kakhulu futhi nokuthi iqhatheka kanjani ngyazi so wena sne thula
Phumula Mthiya 😢😢 kodwa ke kulungile bafwethu
Hamba kahle MTHIYA...
Kuthen nathwala iyigqoko niphethe umzimba?...
😢
Hamba Kahle mthiya 💔😢
Useyajabula ke umbulali izingane sezizolamba ezikadubula ezaloyomuntu ongumezi ezakhe zizojabula zijabulele ukhisimuzi ngathi angafa lomuntu owenze lesenzo angakutholi ukuphumula😢
Yena ubedeleleni?
Waze washiseka...bhuti...nami ngithi naye akamlandele...U-Dubula bekungamfanele ukufa...and baningi abantu abadelelayo usho ukuthi nabo mabafe?...mina kangivumi..bekumele bemshaye noma bemuhlawulise hhayi bemubulale uma enecala ngoba akaze ebulale muntu@MthobisiMNTUNGWA-f5l
Sekungaze kubulawe umuntu ngokudelela nje haaai boo
Zolala insizwa kosala izbongo klungile phumula qhawe tilk tolk soze ufane ungasekho
Hamba mthiya
Hamba mfokambatha😢
Asazi sonke ukuthi sofanini nokuthi sofa kanjani,Lala ngokuthula qhawe
Kuzazoshuba khona bangazi kuthi nongoma yin sengizwela kushawa kuze kushawe nabathi bayikhuzi abathintwa kodwake akesithule sibone isiphetho liyabhenjwa kanti laphaya
😢😢😢😢😢😢😢😢😢
aibo ngiyakhuza luzosuka udlame niyothi ngasho uyazizwa lezi zaga ziyakhuluma
RIP Shandu kaNdaba 😢😢
Bazophela abantu kubangwa into engekho kusho ukuthi wenza iphutha uzobulawa.kusho ukuthi emhlabeni kuyosala kungena muntu.
Leliculo elithi akho zinyane ladliwa zingwenya kwacweba iziziba mmmmm kusazofiwa la.
Yazi nami ngibuka leyonto eyi Nkosi kwaze kwanzima.
@@Sbusiso-mw9xm kunzima😟
Kusazobhubha izwe nokuthi Uma lubhubha libhubha libheke kuphi ngoba kungaziwa nokuthi ubani olimazile kodwa lempi izoba yimpi ezohamba nabantu
Ay ngeke phela ngoDubula ,kukhona okuzayo izinsizwa zithukuthele ngakhona 😡😡😡
Kungenzeka okukuthi izinsizwa seziyamazi unobangela 🤞🏾🤞🏾🤞🏾
😭😭😭😭😭
Phumula mthiya😢😢
😢😢😢😢
💔💔💔
Obulele uzophelezelwa abafazi.
Hamba kahle mbemu
Lala phumule qhawe lako Mthiya
😢😢
Ungathi mangasebenza umzimba wakhe khona nabo abambulele bamlandele masinyane. Sikhathele abantu ababulalayo bese kuphele kanjalo nje mxm
💔💔💔💔
Kwabuhlungu
Rip Dubula
Asisho lutho
Sisemhlabeni SIZWE SAMA ZULU niyanyathelana ngokungcweka niyizinsizwa futhi syanyathelana singabantu , kodwa sisacela kukhawuke manje ukuchitheka kwegazi e KZN pls bafowethu sinithanda nonke , ninamandla ma KZN Amahle Niyi threat kwezinye izinhlanga bambanani manje sekwanele bosinithanda nonke akekho esimthanda okudlula omunye
Ulale ngoxolo
Umavava oBulele uDubula iNkandla iyalwazi uDaba🤞🤞🤞
Rip mfoka mbatha
Basazophela abantu
Kakhulu
Lala dubula ubeyisizw mfeth
Rip mntanomntu yo ibuhlungu shame lento
Umtuba ubuzogadla kungaka pheli Nanyanga Nansuku eNkandla🤞🤞🤞🤞🤞🤞🤞
Umtuba ubuzogadla kungaka pheli Nanyanga Nansuku eNkandla🤞🤞🤞🤞🤞🤞🤞
Nakuban kuyenza kuyena akekho oyophila inguna phakade ubulala umuntu esemncane umshiyisa abantabakhe
😢😢😢😢
😭😭😭😭😭