😅😅😅 Ukweswela amathuba okubamba iqhaza kwezomnotho yikho okwenza indlu yakithi igxile futhi iphikisane ngendaba kamoya engabonakali bona ngoba abamhlophe abazihluphi ngendaba kamoya bahleli emnothweni benza imali for future generations. Let's try to infiltrate the economic space as Africans and stop this useless debate about the unknown afterlife 😅😅😅.
Bhuti khulekani Mina ngiyama ngala ukuthi unkulunkulu wakhetha brother enigma kunabobonke abantu amhlabeni
😂😂
Eyiii My Buti ❤🙌 kunzima
yabona khulekani mfthu usuyaziqhatha wena khuluma ngamajele ukhohlwe u brother inigma cas 3 metes left my boy every nee shall bow
QHAWE TEAM... CAMERA 🤳 TEAM 🎉🎉KUYACACA KUYEZWAKALA ...UYASHAYA UMYALEZO 😂SAFA KUSHISELWA INGANE .....😂CHA UZA KAHLEEE
NGZOKUBEKA ESIGUQWEN YANIN PHAMBILI TEAM SYABONGA
Ujesu abamkholwanga ukuthi uyindondana Ka Nkulunkulu u Nowa abamkholwanga ebatshela ukuthi kuzofika uzamcolo abakheni umkhumbi kuza uzamcolo bamane bamhleka usulu baqhubeke nezimpilo zabo babona ikhehla elislima elingasile elihemayo njengaye ke ubrother Enigma bamenza kanjalo abantu vele ke iskhath esningi ubrother Enigma hlezi esho ethi ukhuluma nabazalwane labo abasezweni angeke vele bamu understander
Uma uEnigma ethi ama2k akawafuni wayichaza indaba yalokho ukuthi ushiso yini thina bohambo sayibona leyo uma ungayiqondi inkulumo yakhe ubothula,,ngoba vele izinto ezenziwa ma2k zihlukile kunezenziwa yithi thina bazali bawo...kunesizathu esenza asho kanjalo
Up brother Enigma 💪
Enigma uyani confuza, musa ukucabanga nge bible u brother enigma ujesu ukhuluma naye spiritually akathi I Bible ith uthi ujesu uth. Ijulile indaba ka enigma izokuqhatha nathi balandeli bakhe
Zikhona izinto ezibalulekile okumele sikhulume ngazo hhay lento kaEnigma. Asinakeni izinto ezibalulekile bakwethu.
❤❤❤
Ndiyacela Khulekani mfowethu yiyekele kubantu bakamoya indaba ye bible not kabi my brother
🙏
No Khulekani mfwethu umbuka umrobhe Brother Enigma akakhulumi ngento eshowo ebhayibhelini ukhuluma ngezinto athi uzikhulume noNkulunkulu nqo ibhayibheli akalifaki kakhulu uthukela enze izinto ezicishe zifane nezibhalwe ebhayibhelini.
Ephuzwini lokuthi ubheke imiqondo yabantu mina ngimbona kuwumuntu ochitha isikhathi esiningi kwi-internet izinto eziningi azishoyo zikhona kumapodcast aphesheya esingisi futhi kade zabhalwa ukuthi lethu belingekho familiar with podcast TH-cam has long time introduced
Ngokwami isithunywa sikaNkulunkulu loyababa kodwa hhayi ukuzoshintsha mina but ukuzoshintsha abantwana abadinga ukushintsha
Nginibongele guys iyakhula podcast yenu
Ngixolise ngokuba mude 🙏🙏
Play stick to izindaba zasejele, leave Enigma alone
😅😅😅
Ukweswela amathuba okubamba iqhaza kwezomnotho yikho okwenza indlu yakithi igxile futhi iphikisane ngendaba kamoya engabonakali bona ngoba abamhlophe abazihluphi ngendaba kamoya bahleli emnothweni benza imali for future generations.
Let's try to infiltrate the economic space as Africans and stop this useless debate about the unknown afterlife 😅😅😅.
UBrother Enigma uyacacisile ukuba uthetha nabantwana baka Thixo hayi nani...and usichazile isizathu ukuba why ama 2k ethi akawafuni ama 2k ..libala nge bible wena ngoba ulibhantinti lakudala
Mmh, yaze yankulu indelelo kodwa uzibiza ngekholwa. Kanti bakhethiwe yini abantwana baka Nkulunkulu ngoba sonke singabantwana bakhe. Uwusathane ukudlula inkabi😮
Mmh, yaze yankulu indelelo kodwa uzibiza ngekholwa. Kanti bakhethiwe yini abantwana baka Nkulunkulu ngoba sonke singabantwana bakhe. Uwusathane ukudlula inkabi😮
I didn't even finish the episode
Lisenethin wayibeka kamnandii yazii 🤝🏾
Lapha evelaphii uenigma