Ukhozi FM TV: Mnqobi Yazo

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 29 ส.ค. 2024
  • UNeliswa Cele uthole ithuba lokuhlala phansi ne ciko uMnqobi Yazo. UMnqobi ungumuntu okhululekile kakhulu, uyathanda ukuxoxa kanye nozikuhlekela, lokho sikubona bha! kulesiqephu esilandisa ngokukhula kwakhe nangokungena kwakhe kulemboni yokunandisa ngomculo nangokulingisa.
    UMnqobi uphinde wasilandisa ngentombi eyamuphula inhliziyo wathi esalimele ese njalo, wabhala ingoma ngokulimala kwakhe kanti kuzophuma ingoma eyashisa izikhotha eyagcina seyishintsha impilo yakhe yonke.
    UMnqobi Yazo usethulela i-album yakhe entsha sha ebizwa ngokuthi 'Ubhoko'. Kule album kunamaculo ahlukene (19 Songs) akhuluma ngothando, ingcindezi kanye nokunye okuningi. Ekupheleni kwalengxoxo uMnqobi Yazo usiculela amanye amaculo akule-album yakhe entsha.
    Thokozela umculo omnandi esiwuphiwa uMnqobi Yazo kulesiqephu.
    #MnqobiYazo #UkhoziFM #UkhoziFMTV

ความคิดเห็น • 6

  • @SpitaCom
    @SpitaCom 5 หลายเดือนก่อน +1

    I like this guy so much. He sings my life in his songs. The way he inspires me, i even named my son Qhawe, same name as his son. The name Qhawe cemented when i listened to "NGAKITHI" from impi. when he says, "BABA NGIYATHEMBA UYABONA NGIZELE, NGIZELE IBHUNGU ELIHLE uQHAWE". With me telling my parents that i have a kid now, hope they see us whereever they are

  • @simtholilencayiyana8268
    @simtholilencayiyana8268 6 หลายเดือนก่อน +2

    I salute u mfowe2 nge album yakho ndiyidlala zonke intsuku kwazise ndisada kuyo downloader

  • @nkuzamagada8035
    @nkuzamagada8035 3 หลายเดือนก่อน

    UKHOZI FM NELISWA CELE UMETHULI WOHLELO #NELISWACELEUKHOZIFM NELISWA CELE UMETHULI WOHLELO

  • @Ezebhubesi
    @Ezebhubesi 6 หลายเดือนก่อน +2

    ❤❤❤❤❤ibrazo

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 6 หลายเดือนก่อน

    What a beautiful interview👌👌❤️

  • @user-ju9tm1eh5f
    @user-ju9tm1eh5f 5 หลายเดือนก่อน

    #UKHOZIFMLUHAMBAPHAMBLI #UKHOZIFMLUHAMBAPHAMBLI #NELISWACELEUKHOZIFM