Kukhona into okufanelwe ilingiswe. Okubizwa nge Premier ngondunankulu akukho right. U Premier akayena undunankulu. Lokhu kwenziwa ngokwepolitiki. Undunankulu wakwaZulu uyaziwa; u Shenge. Sicela izazi nezifundiswa zethu zakhe I gama lesizulu le Premier. Ngiyabonga
❤❤❤❤🙏🙏🙏Thank you for updating us. 🇩🇰I'm proud of our Zulu culture, traditions.
Wena weNdlov'enamandla enhla nasezansi . Singabakho Mageba 🙌
Great production 👌
BAYEEEEEEEEEEEEEEEDE HLANGALOMHLATHI HLANGALAMAKHOSI SILO SAMABANDLA ONKE MISUZULU KAZWELITHINI 👑👑👑👑
Wena wendlovu 🙏
Zuluuuuu inhle lento yakithi
Gatsheni wena ofinyeleli khona sonke, 🙏
Siyabonga Gatsheni muhle umsebenzi ume njalo
The King is adequately protected 👑🇿🇦.
🔥🔥🔥🔥👌🙌🙌🙌
This is beautiful
Gatsheni qhubeka njalo uzimisele ngomsebenzi wakho omuhle kakhulu. Awunakho ukuchema. LA ubizwe khona ugijimisa okwentulo ibalekela umuntu. Umntwana uBonginkosi ka-Amon, ka Mtsheleni kaMaqenqeshwana kaNdabuko ka King Mpande. Syathokoza boya beNyathi obusonga busombuluke
Bhuti, Awunayo I clip of the kings siblings begida and singing bephelele ?
Ngizoyikhipha ntambama🙏🙏🙏
UMntwana wakwaMinyamanzi, uMntwana uThulani. Bayingxeye yezinsika nezinguzunga zokuqinisekisa ukuthi isinguni sethu sihamba ngohlelo olufanele. Nina Bendlovu enandla
No mntwana uAfrica wasonkweni
Muhle uZULU 🙏🏾
Siyabubonga ubuhle bamazulu amabutho kazulu iwona asenza siziqhenye ngobuzulu yinhle lento ayidingi ukoniwa
Bayethe Ndabezitha singabe Nkosi u Mzilikazi kwabulawayo la Ezimbambwe Simi Nani Zulu
Syabonga 🙏🙏🙏
Anifuni ukubuya ekhaya kodwa la awasuka khona umzilikazi
Khula zulu ubengangezintaba , sphende sbonge ku Nxaka production phambili
🙏🙏🙏
Kazi lendoda yomqhele yayilinde inkantolo ukuze igunyaze ukuthi ubani isilo kubuhlungu ukulahlekelwa isiZulu nosiko ngokungakwazi ukuhlukanisa unozo nengundane
🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Bayede nkosi yohlanga
Ingonyama ibiseNgwavuma kwelakithi eMachobeni eei ave ngkhumbula siwaphuza ksaneSilo uZwelithini bese sqhumisa amaCricket makshaya u12 ebsuku kusinwa kubemnandi kuzekuse sidla inyama asthembe iSilo uMisizulu uyoqhuba la kwagcina khona Ingonyama Zwelithin
Asibonge zinsizwa ngokusigcina sazi okwenzekayo ngendlunkulu yesizwe
Umsebenzi wakho ukhule njalo Gatsheni
Sibahle siya bonga kwelakhithi sithi hakhensa inkomu bayede
🤣🤣ahlambulula nesisu Mageba.
Umnqolo lo owuzikalala sewukhathele kuxova abantwana neqenbu lakhe
Kukhona into okufanelwe ilingiswe. Okubizwa nge Premier ngondunankulu akukho right. U Premier akayena undunankulu. Lokhu kwenziwa ngokwepolitiki. Undunankulu wakwaZulu uyaziwa; u Shenge.
Sicela izazi nezifundiswa zethu zakhe I gama lesizulu le Premier. Ngiyabonga
Noted
@@jjdlamini7056 Yaz uqinisile kuba nokudideka kuze kube ngathi mkhulu kunondunankulu wesizwe kanti Cha ,undunankulu kwaZulu uyedwa u Shenge
My respect for Prince Vanana...!!!
Kakhulu uyibambile