Mfowakithi uDlubheke ayimnandi i album yakhe, mina angiyena umlandeli wokuqina kamaskandi but because ngumzulu ngiyawulalela ngiwuthatha njengomculo wasekhaya. Always uDlubheke ma ekhipha ngiyaya ku TH-cam ngiyomlalela , yena ngiyathemba but uthando lomculo akasenalo akasazimiseli i album ayimnandi
Cha mfwethu uyangikhulumela iqiniso ❤️❤️uyakwazi umaskandi 👌👌
Mfowakithi uDlubheke ayimnandi i album yakhe, mina angiyena umlandeli wokuqina kamaskandi but because ngumzulu ngiyawulalela ngiwuthatha njengomculo wasekhaya. Always uDlubheke ma ekhipha ngiyaya ku TH-cam ngiyomlalela , yena ngiyathemba but uthando lomculo akasenalo akasazimiseli i album ayimnandi
Ngyabonga bhuty ngeqiniso kuleyondawo
👏🏾
Asbonge mfwethu
Milikihliiii
Ay nawe uhlaziya ngokuchema ungaphoqi abantu ukuthi bezwe njengawe
Ngizwa ngawe
Mvelase uwazi impela umculo amandla omuntu awadliwa kodwa uDlubheka uhlula amaqhawe ethu ngokokulalela nokuhlaziya kwakho ungasikhulumeli sonke ngoba singabalandeli sithanda izinto ezingafani yingakho nje kunoshuni abahlukahlukene
Mnewethu👏🏾
Mfwethu ngiyafunda kakhulu, ngomasikandi kuwe.
Kubonga thina
Miiilikihli cha mfo kaMvelase ukhulum'iqiniso impela udlubheke yinkosi enkosini futhi uhamba no falabo ngendlela aculangayo uhlabe ehlosini lo mfana mna sengimvumile
Mfwethu please ngiyacela wenze I review nge album ka dumakahle siqhub'izinkomo please mnakwethu
as'bonge
bafo
UDlubheke ngiyamuzwa impela koda akayihluli inkosi yami,uhlula eyakho nje kuphela Cha khohlwa kweyami
Shukuthi ngamanye mazwi wena ulandela muntu ayi umculo kamaskandi yini laba abalimaza umculo kamaskandi
@@sthembisokhanyile8587 ukuzibuze nje ukuthi ngungani abanye abaculi benabalandeli abaningi?kwenziwa yini?
Wehhhhhh🤣
Iyonanto nje le engingayi understand ngabantu bakithi kuthi kanti kwenzekalani mnje ngeyinsuku zokugcina ku maskandi sebelandela muntu ayi umculo ngoba mina ngazi kuthi ulandela umyalezo we ngoma ebhalwe yaculwa ngendlela ekuhlaba umxhwele ayi kuthi wena ulandela muntu oyedwa uthi I qhawe lakho ekubeni ngabe ubabhanqa ngabhande linye kube amaqhawe akho ajabulisa bonke abantu ngomculo kamaskandi
Usfaka kanjan I skibha esbhalwe umfana wakomunye muzi nesbongo uze uyobamba ma meeting yingoba lingekho yini I qhawe kini umuntu owaba neqhaza elikhulu empelweni yakho kuze ukhule ongamuqhakambisi kunokuthi uzikhathaze ngomuntu ongeke acwebe unyembezi noma sungasekho