Ukuhlola ngesibuko is a scam | Ukufemba | Ilumbo | Umuthi wokuheha Umuntu akuthande | Dr Msimango

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 28 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 34

  • @litoslade9305
    @litoslade9305 3 ปีที่แล้ว +2

    yazi uma kuthiwa angikaze ngabona ukufemba noma ngaba inxenye yomunye wababhekana nokufemba kushaya uswidi womusebenzi🙏 uyichaza ngendlela futhi uyishaya khona

  • @DuduzileZwane-i4q
    @DuduzileZwane-i4q 5 หลายเดือนก่อน

    Ay Lena yesbuko shut usuke utole umunt ongasaz odlala ngabant, sengisisebenzise kaning kabi mangilahlekelwe ngibabone abantshontshayo nokut iympahla zikupi siztole ngempela lapo, nabakhunkuli bayavela mina nje abant masebelahlekelwe base beza kim befune ngibalayele nangampela akeko owaya wangatola ukusizalala,sengisenze more than 10 tyms .. bt lesi esibukwa umnikaz yedwa angsaz mina ngaz les ozbonela wena into ngqo osuke uze ngaye.. so ngyayphika le eti isbuko iscam

  • @simi9397
    @simi9397 3 ปีที่แล้ว +2

    Yayyy 🎉an upload. Siyabonga for another informative video.

  • @titimavuso3722
    @titimavuso3722 3 ปีที่แล้ว +1

    Amen mkhulu cela buza ngiphuphe ngisebenze lomfula ngabona inkanyamba ngase ngabona inyoka enamakhanda aw7 ngase ngithi hawu Lona Kanti ukhona kuthe sengi the Kuba bude buduze ngacoshabitshe phansi NGAthi ngimphosele ngibone uzongenzani wamane wangibuka nje ngazibona sengisendln bekukho a zalukazi eziningi kwase kwangena Umama thizeni wathi ngicelabusuke kululekwa kwangathi waphuma ngase ngibuza gogo kamama wakomalume wakhe uku kunjani bengaphenduli wasethi bekusebhiz bazophendula

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว

      1. UKUPHUPHA INYOKA
      a. Uma uphupha inyoka/izinyoka inqobo uma zingalwi; wuphawu olungakhombisa ukwembathwa abantu abadala noma ukuba nedlozi futhi kungaba ithongo.
      2. UKUPHUPHA UMFULA
      a. Uma uphuypha umfula; wuphawu olukukhombisa amandla onawo edlozi noma esithunywa uma engangcolile kepha uma engcolile abika okubi.
      3. UKUPHUPHA IZALUKAZI
      a. Uma uphupha ubona noma uhlezi nezalukazi; wuphawu olusho ubuhlakani nomhlanhlandlela okumele uwuthole ngenxa yamandla edlozi elikwembethe.
      4. UKUPHUPHA ABADALA BENGAKUPHENDULI
      a. uma uphupha abadala bengaphenduli; wuphawu olusho ukuthi kumele uzame ukwenza okuthile ukuze bakuphendule - okungaba wukhamba noma ukuphahla ukuze badlulise izimpendulo ozodingayo.

    • @titimavuso3722
      @titimavuso3722 3 ปีที่แล้ว

      Ey mkhulu cyanga kakhulu ngifisa nokuya dr msimanga ngihlushwa umndawe uhamba nomlozi inkinga ihliphize konke 00cent

  • @mightyndlovu4898
    @mightyndlovu4898 3 ปีที่แล้ว +2

    Thokoza Dlozi. Ay siyabonga. Ngibanjwe uMndau wamanzi. Kubi uvale zonke ezinye iziphiwo

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว +1

      Kumele usukume uthole usizo kubantu abafana no Dr Msimango

    • @thobisilemhlangu5418
      @thobisilemhlangu5418 3 ปีที่แล้ว

      Heyi inzima leyonto. I life iba stuck.

  • @mariantimane8578
    @mariantimane8578 2 ปีที่แล้ว

    Filling good to have u

  • @mariantimane8578
    @mariantimane8578 2 ปีที่แล้ว

    Like u

  • @mariantimane8578
    @mariantimane8578 2 ปีที่แล้ว

    Like it

  • @ayavuyangqoba4750
    @ayavuyangqoba4750 ปีที่แล้ว +1

    Lol ey isibuko kodwa🙆🏾‍♂️

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  ปีที่แล้ว +1

      Hey kubi, but some says it's true, others say it's a lie. angisazi ukuthi ikona kiphi okumele isikukholwe

    • @ayavuyangqoba4750
      @ayavuyangqoba4750 ปีที่แล้ว

      @@NufliqOnline Strong case, but mna I go with uTata Msimango

    • @DuduzileZwane-i4q
      @DuduzileZwane-i4q 5 หลายเดือนก่อน

      @@NufliqOnlinesiyiqiniso shut basuke betole amaqola mina sengisenze kakulu ngilahlekelwe ngpumelele fut ngiztole lapo engbone zintshontshwe zayiswa kona

  • @thembimncube4065
    @thembimncube4065 3 ปีที่แล้ว +1

    Iyooo ay siyezwa kunzima yoo

  • @lulamantlahla1362
    @lulamantlahla1362 3 ปีที่แล้ว +1

    Ngyabingelela pasta yeningi, ngsacela ungichazele leliphipho.... Ngiphupha kunekati ekhaya ngaphantsi kwetafula ekhaya belixosha lingafuni uk'hambha ngaze ngalishaya ngeschathulo, laphuma langena kwamakhelwane next door. Lelikati Pasta linamadlebe acijile Like Doritos, li Big than a normal cat, lina three legs linobuso bekati human bukhulu and round, li Brown blackish if uyangithola nomsila ongathi ngowe Ngwe mude. So my Q: Is ingabe ngilinqobile ngokulixosha na (2)what kind of Kat is this?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว

      (1) UKUPHUPHA IKATI
      (a) ukuphupha ikati elimnyama wuphawu olukhomba ukuthi kunabantu abasuke bekugadla ngezilwane.
      (b) Uma uphupha ubona ikati wuphawu olubi olusho ukuthi abantu osebenza nabo noma ophila nabo awukwazi ukubethemba.
      (2) UKUPHUPHA IKATI ELINEZINYAWO EZINGU-3
      Ikati elinezinyawo ezingu-3 lidalwe uNkuluNkulu kepha ligcine selisetshenziswa abathakathi ukugila imikhuba.
      Leli kati abanye balibiza ngo"Ngqeqe"
      (a) Ukuphupha ngekati elinemilenze emithathu kwesinye isikhathi kuwuphawu lwamandla, umdlandla, intshisekelo, ukungasabi nokuba nezifiso.
      (b) Futhi lingasho ukuthi kudingeka uqaphele isimo esithile esingesihle esiqonde ngqo kuwe.
      (c) Lingabalula ukuthi ungumuntu ofunde okuthile okubalulekile emaphutheni akho adlule noma kulokho okwedlule.
      (d) Futhi lingaba wuphawu lokuthi uhlangabezane/noma uzohlangabezana nezithiyo/izinselelo/izingqinamba ezithile empilweni yakho.
      (e) Iphupho lakho liwuphawu lobuwena nokuphila kwakho - lingasho ukuthi uvumela ukwesaba kuphazamise izinyathelo zakho.
      SUMMARY
      Leliphupho lingaba wuphawu olubi/Lingaveza ukuthi kunemikhokha abakuphonsa ngayo kepha njengoba ukwazile ukulixosha futhi lagcina libalekile lokho kungasho ukuthi ngamandla ethongo ukwazile ukumelana nemikhokha ekade imelene nawe/noma uzokwazi ukwehlula imikhokha emibi.
      Be Blessed

    • @lulamantlahla1362
      @lulamantlahla1362 3 ปีที่แล้ว +1

      Morning Pasta, and thank you for Answering my Question kodwa angisitholi isithombhe se Ngqeqe ongithumelele lona kuvela IMPAKA kumakati wabathakathi.... Yiyona Ngqo lento Pasta ENGIYIBONILE iyethusa noma nje ngiyibuka manje kwifone. Thank you 🙏lord for giving me the strength ngayixosha lento ekhaya 😢 NGIBONGE NAMATHONGA AMI.
      Kanti why kumele sthunyelwe ngalezinto k'dela owaziyo sbonge Pasta stay blessed 🙏🙏🙏.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว

      @@lulamantlahla1362 ABathakathi umsebenzi wabo ukuthakatha - so they are doing what they do best. yingakho sidinga abelaphi bendabuko abawaziyo umsebenzi wabo abazokwazi ukuthi baxoshe imimoya emibi elethwa abathakathi.
      But sonqoba Ntlantla

  • @litoslade9305
    @litoslade9305 3 ปีที่แล้ว

    wayihlaba esikhonkosini baba

  • @khafulacetshwayo5398
    @khafulacetshwayo5398 3 ปีที่แล้ว +5

    Sanibona Pastor weZwele. uMsimang lento yesibuko uyayazi kepha bekufanele ethi anginaso ebese uyathula ngoba uyibeke yezwakala kabi. There's nothing wrong with isibuko. Into yabandawe bayibiza ngebhayskop vele uyaphuza ubone konke kodwa there's nothing wrong with it and its not a scam. Ihamba nako ukufemba lokhu. Inkinga ukuthi istrong egazini iyahlala for a few days. Isibuko sikhona pastor. Ngelinye ilanga sokukhombisa sona nawe usibone uphinde ubuyele kuye ulungise inkulumo. Maybe akasiphiwe kodwa angeke ethi akasifuni, ngiyala. Asbonge

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว +1

      Okay.
      Sibonge ngokuphawula kwakho
      ngingakuthokozela ukuphinde ngithole umbono womelaphi wendabuko owehlikile.
      nawe uma unolwazi ngiyethemmba singabonana usixoxele ngolwakho ulwazi.
      Uhlala kuphi Mr Cetshwayo hleze nawe usicobelele ngolwazo olungcono

    • @zamn2853
      @zamn2853 3 ปีที่แล้ว +2

      Mina kweyesibuko ngazi umuntu ohlola ngaso uyekuphela obonayo not wena ohlolelwayo. Awuphuzi lutho futhi mawukuye

  • @thulanisimelane1328
    @thulanisimelane1328 3 ปีที่แล้ว +1

    udokotela kacace ngezizwe ajule mpela

  • @khosinhlabathi1294
    @khosinhlabathi1294 3 ปีที่แล้ว

    Ngybonga ngokuchaza kwesbuka lol

  • @nellyzuzzy9774
    @nellyzuzzy9774 3 ปีที่แล้ว +1

    Ngfake ngasola komunye bhuti kuthi scam

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว

      Yeah, Abanye bayaqolana, Nelly.
      kepha bakhona abaneqiniso futhi
      INkosoi ithel'umusa

    • @nellyzuzzy9774
      @nellyzuzzy9774 3 ปีที่แล้ว

      @@NufliqOnline ngabe ukhona muntu obuka isbuko bese ekuhlolela athi umuntu thizen umbona kwisbuko

  • @mariantimane8578
    @mariantimane8578 2 ปีที่แล้ว

    Like u