"Sonke sasimbuka njengohlanya uNgiwe Mchunu"

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 47

  • @ignetiusrapelwana2208
    @ignetiusrapelwana2208 4 หลายเดือนก่อน +1

    Zulu Nation should be an example to all of us Africans in terms cultural preservation and pride in their culture. Very proud of the Zulu Nation. Inspiring.

  • @sihlemaplan9877
    @sihlemaplan9877 5 หลายเดือนก่อน +7

    Seyakujabulela wemfoka macingwane kodwa ugade ulimu lwakho .asithembe ngeke usathuka inhlamba ngoba indlulamithi izokukhomba indlela ofike ngayo

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 5 หลายเดือนก่อน +4

    ungizwe mchunu othi uyahlanya cishukuthi uyena ohlanyayo akakwazi ukufunda smacharacter abantu ungizwe udaleke kanjena akakwazi ukufihla uma kukubi akafihli noma kukuhle futhi akafihli uyehluleka nje ukuhlala namabibi obubi esifubeni sakhe umuntuke ongawanabukelisi amaqiniso abantu abanye asebajwayela ukumboza inkohlakalo abamthandi bambiza ngezici becikwa ukungayifihli inkohlakalo uma ikhona okuhle futhi ungizwe ave ekuncoma kushukuthi ngamafuphi singathi ungizwe akanaso isifuba sokufihla udoti

  • @jeconiashangase9177
    @jeconiashangase9177 5 หลายเดือนก่อน +4

    "Uhlanya oluzedlula zonke"😂😂😂😂
    Uzisho yena😂😂😂

  • @user-sm6gd9xp8u
    @user-sm6gd9xp8u 4 หลายเดือนก่อน

    Syakubongela Ndabezitha ❤❤❤

  • @lindokuhlesuprise7497
    @lindokuhlesuprise7497 5 หลายเดือนก่อน +3

    Siyakubongela Chunu❤

  • @siphiwewela3625
    @siphiwewela3625 5 หลายเดือนก่อน +2

    Siyalibongela I Chunu Lise benzile ababelihleka badumele Sibonge nakwindlulamithi ngokuba neso lobona ubaluleka kwe Chunu

  • @MlungisiCliff
    @MlungisiCliff 5 หลายเดือนก่อน +1

    Up Ngizwe Up. Viva Msholozi Viva MK

  • @nhlanhlamnisi9950
    @nhlanhlamnisi9950 5 หลายเดือนก่อน

    Syabonga Silo samabandla

  • @MpenduloNtuta-tp2jb
    @MpenduloNtuta-tp2jb 5 หลายเดือนก่อน +4

    😂😂😂😂😂 Iyahlekisa kelana ka Ngizwe osondezwe komkhulu 1day usezogezela lankosi imbekileyo akanangqondo lamntu akekho umntu oxabana nabantu bonke bengamenzanga nto

    • @lufefendavuza8112
      @lufefendavuza8112 5 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂 kunjalo isilo sizehlisa isthunzi ngokwokalo

  • @numberonebestwatchedsopein9966
    @numberonebestwatchedsopein9966 5 หลายเดือนก่อน +2

    Vele akaphilanga kahle uhlanya ngeke kusitje loko

    • @lufefendavuza8112
      @lufefendavuza8112 5 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂 uqinisile kunjalo

  • @user-gs6ut8cq8m
    @user-gs6ut8cq8m 5 หลายเดือนก่อน

    Ningakhohlwa ukumfundisa ukukhuluma..inhlamba bakithi mlungiseni umlomo

  • @siyabongampanza6612
    @siyabongampanza6612 5 หลายเดือนก่อน +2

    Vele uhlanya

  • @bongekadlamini1226
    @bongekadlamini1226 5 หลายเดือนก่อน

    Viva Chunu🎉

  • @user-cv8hr4yq3x
    @user-cv8hr4yq3x 5 หลายเดือนก่อน +1

    Halala ngizwe mchunu

  • @ayandantombela
    @ayandantombela 5 หลายเดือนก่อน

    Sihlakaniphile ISILO, Sibambe uhlanya saluphosa ejokeni.😂😂😂😂😂

  • @user-jq4if5kg9s
    @user-jq4if5kg9s 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ayikhale 🤣🤣

  • @ThembileShange-pw6lt
    @ThembileShange-pw6lt 5 หลายเดือนก่อน

    INkosi yezimeya ngokuthanda kabi wena ,ngikuthandela ukuthanda udali wami u Sminofu ❤😂

  • @bhekithusini-bd6pe
    @bhekithusini-bd6pe 5 หลายเดือนก่อน

    HALALA MFOKA MCHUNU😂😂😂😂😂😂

  • @mabulengibayanda2912
    @mabulengibayanda2912 5 หลายเดือนก่อน

    Uselulo vele.lanto yakhe yefana nale yenziwa kuSkomota.klk uNdive ngu Skomota wase KZN

  • @RastaAfricanGentleman
    @RastaAfricanGentleman 5 หลายเดือนก่อน +6

    Sehla isthunzi sakaZulu kuphakanyiswa uhlanya.

    • @nhlanhlamanatha8799
      @nhlanhlamanatha8799 5 หลายเดือนก่อน +6

      Kahle Wena akunasithunzi sikaZulu esizokwehla and Ngizwe akalona uhlanya he is vocal not afraid to talk truth my problem ngoNgizwe is the use of strong language and slowly uyayeka ukubiza inhlamba or use of strong language other than that he is gud guy and king of bhinca nation maskandi is big and Wel respected cos of Ngizwe and Tshatha

    • @RastaAfricanGentleman
      @RastaAfricanGentleman 5 หลายเดือนก่อน

      @@nhlanhlamanatha8799 Isalakutshelwa sibona ngomopho

    • @RastaAfricanGentleman
      @RastaAfricanGentleman 5 หลายเดือนก่อน

      @@nhlanhlamanatha8799 Isalakutshelwa sibona ngomopho vese

    • @Skhobaner
      @Skhobaner 5 หลายเดือนก่อน +1

      Uhlanya nguwe awenz neex ezwen u busy lokhu gxekana nabanye abantu

    • @RastaAfricanGentleman
      @RastaAfricanGentleman 5 หลายเดือนก่อน

      @@nhlanhlamanatha8799 yini iBhinca konje? Umuntu ovunulayo oziqhenya ngosiko lakubo noma umuntu ogqoka izingubo zabelungu bese ethi ukubhinca lokho mase ethuka abantu ezibize ngensizwa?

  • @lubabalo-zizindima9846
    @lubabalo-zizindima9846 5 หลายเดือนก่อน +1

    @nhlaka. . . Mhlekazi yile video yodwa into bisenzeka kwi weekend yamaganu?

  • @sibonisoMpanza-gn2mt
    @sibonisoMpanza-gn2mt 4 หลายเดือนก่อน

    Ngokubona kwam ngicabanga kuty ukubekwa kwakhe yindlela yokumgoba ukuty ayeke ukwethuka abantu ngoba uzobe engasazmele yedwa kodwa usemele abantu abaholayo and I uzogobeka.

  • @mthembisenimbatha-2124
    @mthembisenimbatha-2124 5 หลายเดือนก่อน +3

    BABA NHLAKA WANYAMALALA NOMSEBENZI WAKHO OMUHLE

    • @NhlakaNdlovu
      @NhlakaNdlovu  5 หลายเดือนก่อน

      ini le enyamalele?

    • @mthembisenimbatha-2124
      @mthembisenimbatha-2124 5 หลายเดือนก่อน

      @@NhlakaNdlovu KUNYAMALALE WENA SIQU

    • @NhlakaNdlovu
      @NhlakaNdlovu  5 หลายเดือนก่อน

      ngikhona mthiya

    • @mthembisenimbatha-2124
      @mthembisenimbatha-2124 5 หลายเดือนก่อน +1

      UMSEBENZI WAKHO UCLEAN🙏🏼🙌🏿

    • @jeconiashangase9177
      @jeconiashangase9177 5 หลายเดือนก่อน

      Nami ngiyakhala.Nalabobaba abayizinyanga ezigabisa ngemali asisabazi😂😂😂😂😂
      Nikinikiniki!!!Doh!

  • @victoriavh6486
    @victoriavh6486 5 หลายเดือนก่อน

    Cingwane lam ❤😂

  • @NjabuloSphosakhe
    @NjabuloSphosakhe 5 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤❤

  • @blessingkhanyisani4923
    @blessingkhanyisani4923 5 หลายเดือนก่อน

    Abezokuphepha zero Silo cha ngiyanivuma umsebenzi niyawazi

  • @innocent3849
    @innocent3849 5 หลายเดือนก่อน +3

    Ngiyabazwela abalandeli bakangizwe weeeee 😢

    • @Skhobaner
      @Skhobaner 5 หลายเดือนก่อน

      Hlisa umona

  • @thuthukanicele7
    @thuthukanicele7 5 หลายเดือนก่อน +2

    Akushintshi ukuthi uyahlanya 😂😂😂😂😂 noma angabekwa ubani

  • @youtupe80
    @youtupe80 5 หลายเดือนก่อน

    naso lesilo senu wudodi nje ungizwe uhlala athuka izinhlamba lana wumholi onjani onjalo u ngizwe yihlathi lesilima nje sento.

  • @Zamokuhle
    @Zamokuhle 5 หลายเดือนก่อน +2

    msangano wonke lo