Sawubona mkhulu uma abadala bekhomba mina ngingowesifazane ukuthi ngibangenise ekhona ubhuti oshiisa impephokwen,iwa njani lapho
Ngicela ukubuza uma ningazwani ekhaya niyingane zomuntu ... and kuze kufika la kuthi awukwazi ukunyelela ekhaya lakukhona khona amadlozi ngenxa yokungazwani .. uwubika kanjani umuzi
Sawubona Baba ngicela ukubuza ukuthi intombazane iyawubika yin umuzi ingashadile
Washaya Baba Gubhela,syabonga
Thokoza Mkhulu lenkulumo iyangi thinta,nginombuzo ingaba indlela yobika umuzi nongenisa abantu abadala iyafana kumaZulu,maXhosa,Ndebele njalo njalo,ngokwentlanga?ezimnyama noma kukho ukwehluka?
Thokoza Mkhulu. Umngabe ikhaya alisekho family yonke banamakhaya abo secala kanjane phantse okubuyela esekweni nokungenisa isidalwa ngoba ekhaya alesekho
Thokoza mtwana wethongo, ngizwa uthi lapha ‘ banamakhaya abo ‘ kuhle lokho ngoba basaphila, okumele ukwenze bahlanganise bese kuthi omdala kube nguyena owenza umsebenzi uma abazali bengasekho nabafowabo.