- 26
- 149 250
Shembe Ekuphakameni Media
เข้าร่วมเมื่อ 6 มิ.ย. 2020
Siyababingelela abaNgcwele beNkosi yasEkuphakameni emagumbini omane omhlaba. Amen.
Kuyintokozo enkulu ukwethula lesiteshi sika TH-cam. Lesiteshi sisungulelwe ukusakaza iMikhosi, iziNtshumayelo kanye nakho konke okuphathelene neNkolo yeBandla lamaNazaretha asEkuphakameni. Bayanxuswa abaNgcwele beNkosi yasEkuphakameni ukuthi babhalise (Subscribe) ngaphansi kwalesiteshi khona bezoba ngabokuqala ukuthola okudla okumnandi kwakithi Ekuphakameni.
Siyanxusa ukuthi sibambisane ngenhlonipho endaweni lapho khona siba nemibuzo, imibono nezimpendulo eziphathelene neNkolo yasEkuphakameni.
Ngokubambisana okuhle luningi ulwazi abaNgcwele beNkosi abazolilithola njengoba sizobuye sikhumbuzane ukuthi afike athini amakhosi asEkuphakameni kuthina kusuka ekuqaleni:
1. INkosi uMqaliwendlea (INKosi Isaiah Shembe)
2. INkosi iLwanda (INKosi J. G. Shembe)
3. INKosi uPhasha onjengelanga (INKosi L. N. Shembe)
4. INKosi iNcoyincoyi (INKosi V. V. Shembe)
Siyabonga INKosi inibusise.
Amen!

Ukufika kukaShembe eNhlangwini - INkosi INcoyincoyi 17 July 2021
Ukufika kukaShembe eNhlangwini
มุมมอง: 6 954
วีดีโอ
AWUKHO UMUZI ONGAWAKHELWA INYANGA - INKOSI INCOYINCOYI 24/10/2020 Part-3
มุมมอง 21K4 ปีที่แล้ว
AWUKHO UMUZI ONGAWAKHELWA INYANGA - INKOSI INCOYINCOYI 24/10/2020 Part-3
INKonzo yeSabatha Ekuphakameni INKosi INcoyincoyi 29 September 2020 Sermon
มุมมอง 8K4 ปีที่แล้ว
UKubaluleka kokuba nesibindi
INkonzo yeSabatha EMzinkosi IHolwa INkosi INcoyincoyi 24 October 2020 part 3
มุมมอง 9K4 ปีที่แล้ว
INkonzo yeSabatha EMzinkosi IHolwa INkosi INcoyincoyi 24 October 2020 part 3
INkonzo yeSabatha eMzinkosi iHolwa iNkosi INcoyincoyi 24 OCTOBER 2020 PART1
มุมมอง 12K4 ปีที่แล้ว
INkonzo yeSabatha eMzinkosi iHolwa iNkosi INcoyincoyi 24 OCTOBER 2020 PART1
Intshumayelo yeSabatha eMsakazweni Ukhozi 12/09/2020
มุมมอง 6K4 ปีที่แล้ว
INKonzo iholwa iNkosi INcoyincoyi
UMigidi wamaKhosazane eMzinkosi 25 October 2020
มุมมอง 23K4 ปีที่แล้ว
UMigidi wamaKhosazane eMzinkosi 25 October 2020
IMigidi wamaKhosikazi eMzinkosi 25 October 2020 2
มุมมอง 2.8K4 ปีที่แล้ว
IMigidi wamaKhosikazi eMzinkosi 25 October 2020 2
UKUHAMBA IZINYANGA NOBUNGOZI BAKHONA
มุมมอง 8454 ปีที่แล้ว
INkosi iyenaba ngobungozi bokuhamba izinyanga
AWUKHO UMUZI OYOWAKHELWA INYANGA
มุมมอง 4974 ปีที่แล้ว
INkosi INcoyincoyi iluleka abaNgcwele ngobungozi bokuhamba izinyanga.
IZIGABA ZOMUZI ZIYACHAZWA
มุมมอง 5904 ปีที่แล้ว
INKosi iNcoyincoyi iyenaba ngezigaba zomuzi ezintathu ukuthi ziyini
ISILULEKO KUMAKHOSANA
มุมมอง 5244 ปีที่แล้ว
INkosi INcoyincoyi iluleka amaKhosana ngokubaluleka kokuhlonipha abazali ikakhulu umama uma ubaba engasekho.
INKONZO YESABATHA EKUPHAKAMENI 07/11/2020
มุมมอง 6K4 ปีที่แล้ว
INkonzo yeSabatha iholwa iNkosi iNcoyincoyi
INkosi iNcoyincoyi ikhuluma ngeSilo sasoNdini uCetshwayo
มุมมอง 2.1K4 ปีที่แล้ว
INkosi iNcoyincoyi ikhuluma ngeSilo sasoNdini uCetshwayo
INkosi iNcoyincoyi on Media subject. 04/09/2020
มุมมอง 1.2K4 ปีที่แล้ว
INkosi iNcoyincoyi on Media subject. 04/09/2020
INtshumayelo yeSabatha eMzinkosi - INkosi INcoyincoyi 03 October 2020
มุมมอง 8K4 ปีที่แล้ว
INtshumayelo yeSabatha eMzinkosi - INkosi INcoyincoyi 03 October 2020
Luchazani Ekuphakameni (kwaShembe) uphawu olumisise kwesiphambano uma ulubuka - INkosi INcoyincoyi
มุมมอง 7K4 ปีที่แล้ว
Luchazani Ekuphakameni (kwaShembe) uphawu olumisise kwesiphambano uma ulubuka - INkosi INcoyincoyi
INtshumayelo yeNKosi INcoyincoyi OKhozini FM (20 June 2020)
มุมมอง 7K4 ปีที่แล้ว
INtshumayelo yeNKosi INcoyincoyi OKhozini FM (20 June 2020)
Sifuna Indlela Eya Ekhaya - eMzinkosi October 2018
มุมมอง 2.5K4 ปีที่แล้ว
Sifuna Indlela Eya Ekhaya - eMzinkosi October 2018
Ukuzilahla phambi kukaNkulunkulu - 05 January 2019: eNhlangakazi
มุมมอง 2K4 ปีที่แล้ว
Ukuzilahla phambi kukaNkulunkulu - 05 January 2019: eNhlangakazi
UMgidi waseNhlangakazi 06 January 2019 - iNkosi INcoyincoyi
มุมมอง 4.7K4 ปีที่แล้ว
UMgidi waseNhlangakazi 06 January 2019 - iNkosi INcoyincoyi
AMEN Nkosi Ya Manazaretha🙏
uShembe munye
Amen
Amen
Amen
Uzungkhumbule nkosiyasekuphakameni🙏
Baba wami
Anginjengawe baba ngiyokuzama ngiphelele ❤️❤️❤️
Weekser
Ameni Baba ngavele ngavuseseleka. UnyanziLweZulu Shembe is the way❤❤❤
Luphi unyazi la?
@@SibonisoMakhanya-m5ySebeyahlanya ebuhleni awuzwanga yini 😅😂umuthi wonyazi ugcwele izisu
@@manziniphilacha impela Nhlanzi ngathi ngiyabona 😂 iyadabukisa le ndaba yabo
@SibonisoMakhanya-m5y mina ngyafisa uShembe abakhumbule kodwa angiboni ngoba bengayifuni kangaka inzalo yeNkosi iLanga
@@manziniphilabengithi ngikubona ngedwa lokho Mathabizolo, labantu abayizwile iNkosi iLanga, akugcini kwinzalo yayo iNkosi, ngike ngibone sengathi ngisho yona uqobo iNkosi iHuka likaMahilela abalifuni asazi-ke iNkosi yabenzani ngoba uShembe akadlanga mbuzi yabo asazi bayizondelani inzalo yeNkosi 💔
Iyashumayela inkosi😢😢
Iqiniso nkosi
Siyabonga Ncoyincoyi
Well spoken 👌👌
Nkosi yas'Ekuphakameni 🙏
😭😭😭😭
❤
Nkosi yasekuphakameni phakama njalo baba izwi lenkosi yasekuphakameni liyakuphilisa lilodwa nje
Nkosi yamaKhosi.
Malamlela olamulele amaNazaretha esthunjwe uKhozi lwasesnyameni, Shaphiza kashaphi nkom'esengwa yiviyo 🙏
Ngcela usiphe lenkonzo kamdletshe incoyincoyi ekhulume ngayo
Nkosi yamakhosi ngyabusiseka ngawe
Xxxxxce
Shembe Ekuphakameni Media you guys are failings us. We would like to hear more nge Nkosi Incoyincoyi. There's wisdom whenever he speaks kungaba iNtshumayelo or Similar conversation on this video. Ngizofika nemshini yami ngizomuqhopha Ekuphakemi.
Mayibongwe iNkosi esikuzwile makwakhe ezinhliziyweni zethu iNkosi sethembe ukuthi izokwenza utho ngosizi nangokweswela kwethu Ameni
UShembe wangempela useBuhleni Asikwazike wena
Wowu ,haibandla
Luhlale lukhuza uNyazi luthi asingazingeni izindaba zakwaShembe.yimbike lenkulumo oyiveza lapha ngoba kunabantu abangaphendula ngokwedelela kuze kuchaphazeleke noNyazi uqobo lube lungashongo lutho ngoMfowabo oyinkosi eMzini waseKuphakameni.uma ungowakhona kwaShembe ngyaxolisa kepha Uma ungeyena owakhona weza ngokuzokhonzela oKhokho bakho yenza lokhu owakhzela ukhohlwe zindaba zomndeni wakwaShembe ngeke zikusize ngalutho.bhekana namacala oKhokho bakho ubafake eZulwini kwaphela.angilwi nawe.iNkosi ibusise okuzwile.
Your timing and articulation is not good
Ubuhlakani belenkosi 🙌 ngingayilalela usuku lonke.... Cela post ama videos nezintshumayelo zayo zakamumva
Ngiyayithanda kodwa iNcoyincoyi uma ithinta imicu🎵🙌
Akanalo ngisho uphawu lokuba iNkosi
Nami ngisathe ngiyabheka lutho 😂 cha khona akumfaneli.
Angisilona I Nazaretha kodwa iNkosi Incoyincoyi mayikhuluma ufunda lukhulu and uyezwa from his voice ukuthi there’s wisdom from above. Wenza indaba ka Shembe no Nkulunkulu ngiyizwe ngenye indlela, Izitshumayelo zakho ziyangakha ngempela. Angazi noma oMncinana uyakwazi ukubusisa omkhulu yini? Kodwa iNkosi ngiyafisa ikwandisela lokhu ekuphe khona.
Inkosi mayibe nathi nokuthula kwayo kusembathe kusivikele kusambulele inhlakanipho evela kuyo inkosi. Phakama ngathi nkosi yethu amandla akho asebenze ngathi sizuze udumo nobukhulu ngawe nkosi yethu. Amen Izindlebe zethu mazibe Lula ukuzwa ngawe zithobe kuwe. Amen
Ameni
Sithini isihlabelo
Siyakubonga Nguye onguye.
NgiseBuhleni kodwa uShembe wasekuPhakameni uyangiphilisa uma ngimulalela.
Amen
Amenii🙏
Amen nkosi yamakhosi 🙏
Kuhle Mkhululi
Amen
😂
Uhlekani
Nkosi yamaKhosi!
Amen!
Nkosi enamandla onke
Shembe❤️❤️
Nkosi yamakhosi
Amen🙌🏽
Amen..
Ey wakhuluma indaba eNkulu Nkosi yamakhosi
Uthi u Abrahama esicebini ngenkathi sisekulahlweni simcela ukuba athumele emhlabeni kuze nabo bengalahlwa,uthi uma nabo beyomlalela uMose abayukulahlwa kepha mebengamlalelanga bayolahlwa. Nathi siyobuzwa ngalentshumayelo ukuty kanti asiyizwanga yini🙏🙏🙏
Ndlondlo Yomusa
Siyabonga ukuba nabaholi abakhulume kithi ngokushitsha kwezikathi nomthelela wakho emindenini nasezimpilweni. uNkulunkulu akasithethelele ezindleleni ezibukeka zizinhle kanti ezobumnyama