- 29
- 74 974
Injula Lwazi
เข้าร่วมเมื่อ 16 ก.ค. 2020
Lapha sifundisa Isintu ngendlela esobala, sichaza wonke amasiko adingeka empilweni yoMuntu nokuthi enziwa kanjani ngasiphi isikhathi
วีดีโอ
Indlu yabantu abadala iyithempela loMsamo
มุมมอง 1.3Kปีที่แล้ว
Sikukhumbuza ezakudala kwi-Mpunga yesintu TV
IZIMPAWU ZOKUKHULA KWENGANE
มุมมอง 1K2 ปีที่แล้ว
Kubalulekile ukuqaphela izimpawu zokukhula kwengane ngokwesigaba sokuthomba
UKUQHUMISA KWENGANE
มุมมอง 1.2K2 ปีที่แล้ว
Uma ingane isiqhumisile akushiwo ukuthi inamazinyo kodwa kuthiwa inabathakathi
UHLOBO LWEMBUZI YOKWENZELA INGANE IMBELEKO - Eps 3
มุมมอง 4.9K2 ปีที่แล้ว
UHLOBO LWEMBUZI YOKWENZELA INGANE IMBELEKO - Eps 3
ISIZATHU SOKUGUNDA INGANE UMA ISIHLANGANISE UYNYAKA
มุมมอง 4.6K2 ปีที่แล้ว
ISIZATHU SOKUGUNDA INGANE UMA ISIHLANGANISE UYNYAKA
Inkaba yengane iyelashwa uma isiyiwisile
มุมมอง 3.4K2 ปีที่แล้ว
Inkaba yengane iyelashwa uma isiyiwisile
EKUMELE UKUQIKELELE UMA USUBELETHILE - Eps 6
มุมมอง 1.1K3 ปีที่แล้ว
EKUMELE UKUQIKELELE UMA USUBELETHILE - Eps 6
ENDULO BABENZA NJANI UKUBONA UBULILI BENGANE UNINA ESAKHULELWE - Eps 4
มุมมอง 1.7K3 ปีที่แล้ว
ENDULO BABENZA NJANI UKUBONA UBULILI BENGANE UNINA ESAKHULELWE - Eps 4
Yini elindelekile kubantu abasuke sebeqomene - Eps 2
มุมมอง 2.1K3 ปีที่แล้ว
Yini elindelekile kubantu abasuke sebeqomene - Eps 2
Ukuqonywa nokuqoma kunemfihlo ethile - Eps 1
มุมมอง 3.6K3 ปีที่แล้ว
Ukuqonywa nokuqoma kunemfihlo ethile - Eps 1
Sikwethulela ulozolo lweChannel entsa - Sibuka impilo yoMuntu namasiko ekumele agcinelwe wona
มุมมอง 1.1K3 ปีที่แล้ว
Sikwethulela ulozolo lweChannel entsa - Sibuka impilo yoMuntu namasiko ekumele agcinelwe wona
Ma ibuya komalume uphinde uyenzele imbeleko kabo baba wakhe
Ngabe ingane ezalelwe ekhaya ehlawuliwe iyenzelwa yini imbeleko kubo kayise?
Ukumila kwamakho phezulu kwendlu yabantu yatshani kuchaza ukuthini mkhulu
Haibo akenisize oyedwa wenda, lokhona yini engingayenza ukuthi impilo yakhe ihambe kahle, unemikhuhlane kodwa odokotela bathi akanalutho
Ngiphendulekile ngifunde okuningi . Amathwinsi siwabika kanjani
Sawubona bhuti umntwana onjani owenzelwa imbeleko. Izibulo noma uthumbu
Lento iyadida ngempela mina nginamawele set of 3 ,awokuqala enda awesibili ayaphila awesithathu kwenda elilodwa ,ukty ezinye izinjula zithi uma ubakhunga ibayodwa imbuzi bengenza nje ngase ngyobheka kwathiwa konke kuhambe kahle kwamukelekile ,angiphikisi kodwa sekukuningi esikuzwayo 🙏
Niyabikwa yini nibe babili embuzini eyodwa
Wayibeka kahle bhuti, izwakele
Ngithi nje Njula_uShaka kithi maZulu wayewumhlahlandlela wamaZulu ukuthi Abuse. Ingakho namanje KwaZulu-Natal beyisaba.
Ngicela ukubuza: Ingane ezalelwe komalume yase iyahlawulwa yacelwa koyise, yenzelwa kuphi imbeleko yayo?
Ekhaya ingane igundwa same day mayibuya ukuyozalwa. Now nginengane engisandakuyithola and yazalwangingekho coz kwakune lock down so since engagundwanga wavaleka amehlo aze avuleka after sengifikile ngamgunda
Mina ngyabonga kakhulu ngokusvezela lama qiniso 🙏🌍uyakhanyisa 🤞💯 wish l knew these long time ago
Ngcela number yenu
Awukachazi I process qhawe
Kuyancomeka impela ! Imfundiso yakho ngesiNtu sethu yinhle kakhulu.
Nginanafana anathathu oyedwa wadlula emhlabeni ngisengabenzela yini imbeleko ngcela ukbuza baba
umuntu osemdala oyiwele nentombazane. Yena usebenzisa yiphi imbuzi
Ngicela ukubuza Uma elinye lendile ningahlukanisewe kwenziwa njani.
Mina ngicabanga ukuthi beyizoba yinĥle levideo ngale kwa channel Impunga Yesintu TV. Kusetshenziwe ngale ekukhuleni kwechannel 96K. Kodwa ngisizwile isifundo sanamuhla.
...kodwa mpunga awshongo ukuthi ngeke uphinde ulethe izinyanga la? ...waw'the amakhehla ohamba nawo athe ungaphinde ulethe izinyanga kulenkundla! 😩😩😩
Cha wayethe amakhehla athe abamise. Bazobuya uma sekuphinde kusho wona. Kusho ukuthi sewaphinde avuma.
@@sizwevincentnxumalo1639 Okay, asbonge khehla! 🙌🙌🙌
Uma amawele engahlukaniswanga laze lahamba elinye emhlabeni singaqhubeka yini nosiko lokubahlukanisa noma lokho kwenda kwelinye kusuke sekuwahlukanisile
Yenzelwa kuphi imbeleko uma lingasekho ikomalume
Saze sabusiseka. Sizobuka kuze kushone ilanga, aze aba mathathu ngelanga. Cha! Siyabonga Fuze 🛐
..., this information is so important that it has to be shared with the whole WORLD!!.🇿🇦💯🏁.
👑
Uma bebaningi bengakaze benzelwe imbeleko ufuna ukubenzela bonke Kanye Kanye ubenzela ngezingaki izimbuzi
Siyabonga mkhulu ukusivulamehlo
Makukuthi ingane umama wayo wavele wayishiya kubaba wayo manje sekfiswa ukwenziwa lolusiko ingane ina 9 manje ikhuliswa kubo kababa wayo...umama akasaziwa...
Kunjalo mfowethu
Ndiyabonga Bawo, kodwa ukuba ukulele komnye umzi ongenguye wakowabo? nbicela undincede.
Ingabe ukhona umehluko ekutheni kusetshenziswa nhloboni yembuzi phakathi komfana nentombazane
Nginezinganebzabafana esezikhulile impela, kungabe kusalungile yini ukuthi ngingazenzela imbeleko. Inzima impela impilo kuzo zombili.
Loo
Amen 🙏
❤❤
Ngibingelele sanibona.🙏Isizathu sokubeni ingane igundwe wugogo wayo sithini
Umasegaphumi incaba sene 16 days isese nganeni
Ngiyabonga kakhulu ngokusipha ukudla kwendlebe ngempilo yethu thina bantu bebala elimnya
Uyakwazi hini ukwenzela ingani yakho wena ubaba wakho engakwenzelanga na
Mmmmm wayibeka Mphunga
Siyabonga mkhulu...makwande🙏
Ngiyabingelela mkhulu akengibuze lapha ukuthi uma ingane yokuqala yabantu abagcagcile isibuya okokwenzelwa imbeleko komalume ibikwa ngani ngapha emathongeni akubo?
Ngiyabingelela mkhulu mina ngicela ukubuza ukuthi ingane eyachithika iyenzelwa na imbeleko?
Injula lwazi👏
Ngyabonga ngyezwa ngokuhlahla indlela
Ngiyabonga ukusisiza qhubekani nisisze.Umkhulu akagcagca nomkhulu,wazala ubaba ,waganwa umama bashada wakhokha yonke into,kwasala ukuchelwa ngenyongo ngenxa yenkolo,wathola Mina. Manje kuvela ukuthi u gogo wami ufuna ukugcagciswa ,manje ubaba akasekho.mina ngibuza ukuthi kufanele yini ngigcagcise ugogo .ngoba Mina angikhishwanga komalume.
Siyabonga mkhulu
Ngicela ukubuza umuntu ophunyelwe isisu
Kubalulekile ukuthi uchaze phela my brother ukuthi kungani kumele igundwe ugogo kuba nani uma igundwe unina wenabe nje singaze sibuze ngoba uma sesibuza uzocabanga ukuthi siyakuphikisa