- 53
- 69 436
Sibusiso Nduli
เข้าร่วมเมื่อ 4 ก.ย. 2015
Shembe: uKuphakama umuzi kaNkulunkulu
UKuphakama akunakucishwa yinoma yini kuzekube phakade
มุมมอง: 973
วีดีโอ
Shembe: UBU-NAZARETHA ABUFANI NEZINKOLO
มุมมอง 800วันที่ผ่านมา
UBUNAZARETHA BUME EBUNGCWELENI NASEMTHETHWENI KANKULUNKULU
Shembe: masizazi izindlela zomkhululi wethu
มุมมอง 47321 วันที่ผ่านมา
Isambulo sika Enigma ngoShembe uMqaliwendlela
Shembe: Ubungcwele bezinto zikaNkulunkulu.
มุมมอง 98หลายเดือนก่อน
Izinto ezisetshenziselwa imikhosi kaNkulunkulu azisetshenziselwa enyinto okungeyona ekaNkulunkulu
inkonzo.yeSabatha okhozini 13/04/2024
มุมมอง 1348 หลายเดือนก่อน
inkonzo.yeSabatha okhozini 13/04/2024
uShembe mbumbulu lo wenu uVukile ngamufica esibhedlela sezinhlanya Eshowe ngo January wangonyaka odlule siyo donate as a company, ubuye ahlanye vele noma kwaku ukuhlanya kweskhashana?
uma uthi eKuphakameni ikomkhulu lamaNazaretha onke angithi uyazi ukuthi amanga lawo? wena usonta/uhambisana nohlangothi luka Vukile manje ufuna ukubeka kabi laba abanye. Angisonti mina kwaShembe kodwa noma ningashumayela kanjani noVukile wenu ngeke nimenzelutho lo waseBuhleni wafika kimi kade ngiye eThempelini nginganikelanga ngisho kuye ngayocela umsebenzi wabuyisa impendulo kimi wafika ngephupho wathi umsebenzi ngzowuthola ngyosebenza kuwo lomsebenzi ngoze ngiphathe and nangempela kunjalo ngisebenza kwa DHL namhlanje permanent sengiphethe ngathenga imoto ngaganwa 😎 so ningazitsheli into engekho uNyazilwezulu kuphela uShembe wangempela laba abanye imiphuphe nje
@@TheNewsglobally manje ushukuthi uthanda wena wedwa kulenqwaaaaaba engasebenzi engaganiwe esonta kuye? Musukusihhumela wena.
Mhlampe Uma kudliwa impepho ngoJuly noma ngo January kusuke kuhlatshelelwa bani
@@Lokxion747 uNkulunkulu
@@Lokxion747 kuhlatshelwa uNkulunkulu ingakho ingakhulunyelwa
Mina ngayilalela yonke leyoclip ngabe wena uyaphikisana yini noshembe
Mina ngicela ukubuza NGAKE NGEZWA UBABA ILANGA ethi ANOTHANDAZA kogogo benu ngabe wena uphambene yini naloko
@@Lokxion747 yebo ngoba wabuye wayilungusa wathi asobhekisa kuShembe ngoba ogogo nomkhulu bethu asibazi labekhona ngoba bafa benezici kanti uShembe wamkhama wamkhipha konke lokho
Uma ukholwa ukuth Bible liyizwi lika Nkulunkulu alivumi lezinkole enichazayo Mohamed, Bhuda, Shembe kunesjeziso esibi sokubhunjisweni.. Exodus20 ningazikhothameli ningazikhonzi, ningakhonzi okudaliwe kunomdali kuno mdali, uqalekisiwe othemba lakhe liku bantu, ningabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kuka Jehova
@@bongumusaprince6171 ukhohlwe ukubala uJesu naye akakhonzwa kukhonzwa uNkulunkulu kuphela
I don’t think so
Thank you very much for the informative video which also clarifies how to pray as umNazaretha. My family and I are learning to become amaNazaretha.
@MzokhanyayoGumede Funda Exodus 20:3 Musa ukudukisa abantu
@@estherntuli4003 impela munye uNkulunkulu iloka Shembe owambizela eNhlangakazi wazethula kuye nhokuthi unguShembe igama lakhe
50. Noma niphuma emazweni onke aphansi kwezulu, nilethe iminikelo yenu ngenjabulo ku Jehova emzini was’ eKuphakameni, akayi kuyamukela uma ningalaleli ukugcina usuku lweSabatha.
Ey bafowethu 😭😭😭😭😭kulungile
Ngyavuma ungu Nkulunkulungamufica ezulwinimina
Musa ukudukisa abantu mfethu Munye u Nkulunkulu EXODUS 20:3 Ungabi nabanye o Nkulunkulu ngaphandle kwami
AMA NAZARETHA WONA SIYAWAZI UKUTHI NGAKA SATAN, AYIKHO INDAWO YAMA NAZARETHA EZULWINI KODWA IKHONA ESIHOGWENI.
I've learned a lot. Can you please make a video which clarifies on whether the members of the Nazarites pray directly to uShembe (uNkulunkulu) or through the ancestors.
Uma u Nkulunkulu efika kuShembe uthi ungu Shembe ngoba phakathi kwakho kuhlala mina Shembe ngakho u Shembe ungumoya ongcwele John 16:7-9 ukuvalelisa kuka Jesu kufika u mduduzi ongu Shembe
Thank you for clarification on uShembe oguNkulunkulu nalowo oyinyama
What a waste of time uyafosa lomuntu
Amen
Syabonga wayibeka kahle baba🙏❤️
Nawonke umlando wakithi
uyihlathi baba, ngyaxolisa ukusho lokho kodwa kuyiqiniso
@@SiyabongaJiyane-js8pi ngiyabonga uShembe akubusise
Ukhuluma umcabango wakho Baba
inkinga yakho uzama ukucubungula ubuNazaretha. Uzomelwa ingqondo ngoba akekho owazi lokukuhamba.. It must therefore be enough to be a faithful follower and appreciate all the blessings from Shembe. Appointing yourself as some analyst is indeed erroneous at best…
@@Ndlela23 babesifundisela khona lokho abazalibethu ukuthi singafani nabo ababedlalabantu ngoba bengafundile. Sesikhonake manje izinto sizibeka ngononina
@@sibusisonduli961Ew umhlonishwa wayefundiselwa ukuhlaziya izindaba zakwaShembe, kanti anifundiselwanga ukuba zinsika emizini yawoyihlo nibe yithemba lekusasa elingcono emakini?? Kazi ukubona kunalusizo luni kubazali bakho in particular ukuba nemfundo yokubeka izinto zakwaShembe "ngononina"?
@@sibusisonduli961ai ngeke baba uyihlathi impela sengbonile
Distorting history is an act of profound ignorance, but to embrace such distortions as truth reflects a serious intellectual deficiency.
❤❤❤❤
Siyabonga baba Nduli
Mina Baba angiqodile ukulwisa, Kepha ngifuna ulwazi.Angilona iNazaretha kodwa umuntu ophethe into kankulunkulu uyambona.ngakho izitshumayelo zabo bonke labantu abasesihlalweni ngyabalalela,mebe khuluma iningi labo angisho kabi kodwa uNyazi angilizwa ukuthi luthini kuphela Abantu abaphakamisa angimuzwa enza into kankulunkulu ngyaphinda futhi angilwi.Kodwa Uma ngilalele inkonzo yasekuPhakameni ngyayengizwe ukuthi bayakhuluma into kankulunkulu. kodwa Uma ngilalele eyaseThembezinhle ngize ngiyphinde ngoba ngyayizwa inabo ubunkulunkulu noma amakhosi ngiwalalele ngyaye ngizwe ukuthi akhuluma ngokufana nawonke amanye abakhona.ngakho ngifisa ukwazi ukuthi imuphi umholi okunguye ngempela nanokuthi kwenzakalani ibandlala hlukana
Kufanele usho phela ukuthi iNkosi iLanga neNkosi iNyanga yeZulu kwakungumuntu oyedwa. Babelaliswa ndawonye uBhombela futhi wabagcoba kanyekanye..waphinda wachaza ukuthi uma kusithela iLanga kukhanya iNyanga… Ngokhoke iNyanga yeZulu yayingabambile kwakuyiNkosi yaseKuPhakameni njenge Langa..
@@Ndlela23 Hayi angikwazukukhuluma ngento engabhalwe ndawo ama theories abantu anganabufakazi labo. UShembe wathi "inkosi engithumileyo isiyasifuna isihlalo sayo. Akashongo ukuthi amakhosi angithumileyo. Futhi wathi masebhala Will akakushongo lokho wathi iLanga inkosi ezomlandela". INyangayezulu ngiyihlonipha kakhulu futhi ngiyayithanda kodwa ayikazikusho lokhu okushiwo abantu. Okokuthi angafuni bahlukaniswe kuyiqiniso ngoba kwakuyizona zingane zakhe ezaziphila ezingaba yikusasa lebandla. Okungukuthi ukuba iLanga lahamba emhlabeni liselincane noyise esaphila, INyangayezulu yayizoba yinkosi. Elokuthi yayibambile ngike ngakuchaza kwi video edlule ngikhuluma ngesikhumbuzo sayo okubheke.
Syabonga
Kuhlale kubuhlungu ukuzwa umuntu ekhuluma eningini kodwa engenalo ulwazi, before uqathanise uJesu no shembe qala ekzalweni kwabo,nokufa kwabo..ushembe uzalwa ngowesfaza noweslisa bayafa bengavuki... UMariya wakhulelwa ngomoya ongcwele engahlangananga nendoda (Matthew1) uJesu wafa wavuka uhlezi ngakwesokune sika Nkulunkulu uyasinxusela ukuth singafi singaka sindisiwe (Johane3,16) UNkulunkulu walithanda izwe kangaka waze wanikela ngendodana yakhe ezelwe yodwa ukuze okholwa yiyo angabhubhi kodwa abe nokphila okphakade
@@bongumusaprince6171 izithunywa zika Nkulunkulu azinayo formula yokuthi ziyozalwa kanjani zife kanjani. U Mosi akazalwanga njenhoJesu futhi akafanga njengaye nabanye abaprofethi ngokunjalo. Okubalulekile umyalezo abawuphethe okhombindlela eya kuNkulunkulu.
@@sibusisonduli961 Imizamo yakho ngelinye ilanga iyophela,ithunywa zika Nkulunkulu afundisi okwazo zibhahadise abantu esbongweni sakhe zifundisa intando ka Nkulunkulu(1Thimothew2-3) 'Uthi Nkulunkulu' ningazikhothameli ningazikhonzi,ningakhonzi okudaliwe kunomdali kuno mdali,uqalekisiwe othemba lakhe liku bantu,ningabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwakhe abenza okunjalo isabelo sabo sisekbhujisweni nokuhlushwa kwaphakade,uJesu yedwa owabekwa Nkulunkulu ukuba yindlela neqiniso eya kuNkulunkulu ezinye aziyikuye
@@bongumusaprince6171 ngiyajabula ukuthi usuvumelana nami ukuthi noma yini ekhonzwayo esikhundleni sikaNkululunkulu leyonto isiyisithixo. Njengoba amakholwa esekhonza uJesu kunoNkulunkulu asemenza isithixo. Ilowo Jesuke engimshoyo ukuthi thina asimfuni asimlaleli kodwa sifuna lowabhajadiswa uJohan wasethi asenze intando kababa osezulwini. Yebo ngesikhathi esemhlabeni uyena owayeyindlela yokukhonza uNkulunkulu ngoba abantu babengasayigcini imiyalo sebezenzele eyabo esebeyigcina. Namanjeke njengoba engadekjo abantu baphinda benza the same thing bayichitha imiyalo abafundisa yona bazikhandela eyabo. Bachitha iSabatha, badlingulube nazozonke izilwane ezinengekayo, namuhla kushadana ubulili obubodwa ngakho ukulahla akufundisayo. UNkulunkulu ke akavinjiwe ukwenza akuthandayo ngesikhathi asithandayo. Angaphinda athume esinye isithunywa emhlabeni noma awubhubhise umhlaba. Wakhethake ukuthuma uShembe ezobuyisa umbuso wezulu emhlabeni.
Yaze yayindida indaba yenkolo
Mina cela ukubuza ngo Shembe kungan pho kuthiwa ulawula emhlabeni nase zulwini, fth unezulu lakhe?
Amen Mvangeni waze wayichaza yazwakala❤
Olwethu unyaz
Aaaamennn
Ameen baba Shembe is the way to heaven 🙏🙏🙏
Ngicela ukuzwa okwakho ukuphawula baba Nduli mayelana nokushiwo ngamaNazaretha ukuthi "uShembe nguNkulunkulu". Ngifisa ucacise ngoba ekuqaleni kwe recording uthi "uShembe noJesu bayizinceku noma izithunywa zikaNkulunkulu umdali wezulu nomhlaba.
@@nkululekocele2085 Shembe akasiye Nkulunkulu uyisithunywa sika Nkulunkulu ilokho akusho phambi kwethu wathi ngithunyiwe bantwana bami kuthiwa angizoniqoqa kodwa lapha engiqoqela khona akusikho kulelizwe kusezweni elizayo lomuzi enginibizela kuwo uyakhazimula ngaphezu kwelanga nenyanga ,Lo muzi eniyakuwo akungeni sono kuwonanoma esisodwa
@@manziniphila ngikuzwa kahle mnewethu ngiyabonga kakhulu, kodwa ngifisa ukuthi kube nguye umnikazi walo mfanekiso oqoshiwe ongiphendulayo. Ngifuna ukuthi achaze kahle ukuthi kusukelaphi ukuthi amaNazaretha abize uShembe ngoNkulunkulu. Ngabe lokhu kukhululuma uyaye akushumayele yini phambi kwebandla naphambi kwesihlalo senkosi aguqa phambi kwayo agcizelele lokhu kukhuluma noma intshumayelo
@@nkululekocele2085 Wabakhumbula abantu bakhe Abanqulu zisobala, Wabathumela uIsiah iNceku yakhe Ngoba elungile. Ngicabangukuthi impendulo yakho iyatholakala kukelivesi lesihlabelelo 60
@@sibusisonduli961 baba Nduli ngiyakuzwa. Ngamanye amazwi bayaphambanisa uma bebiza uShembe ngoNkulunkulu?
@@nkululekocele2085 yebo
Syabonga mvangeli Abantu bengaze belahleke.ngicela ukuposta tiktok levideo
Aw kodwa Shembe😢😢😢, usazi njalo Nkosi la sikhona. Asikuthumi kodwa syacela Ngungmahlombe 😭😭😭😭. Aw noma sesikushimula ube khona Nawe futhi😭😭🙏🏽🙏🏽
❤
Siyabonga ulwazi aylamanga okuthi inyanga yezulu yayilibamba
Siyabonga ngokuthi usifundise iqiniso
Wazalwa /wakhothama ngosuku lunye, ijulile lendaba, ngyacabanga wenz eiphutha ngokukhothama kwakhe, Hhayi ngiyakuzwa mina kuleyesvumelwano samadodana amathathu asenza isobala njengezbunu zeselesele kuwukuthi ongafuni kukuzwa ngeke akuzwe
@@saneleselby9771 wakhothama ngelanga azalwa ngalo same date
ENtabazwe nyakenye ngomhlaka 5 September bekugujwa usuku lokuzalwa kweNyangayezulu nje!?
Yebo birthday ibinge5 September @@xolaniexcellentntombela5893
@@xolaniexcellentntombela5893neNkosi uNyazi lasho impela lathi labuza ugogo ukuthi wazalwa nini wathi iy5
@@sibusisonduli961 uMkhulu woMkhulu ngampela
Wahamba ngo 1989?? Ushaye eceleni..
@@Ndlela23 mistake 1995
Thanks Mvangeli
Yey sasinomvangeli thina emaQadini 😢
Yiliphi isonto elishumayela ivangeli lombuso emhlabeni wonke nasezizweni zonke njengoba kwasho uJesu? Matthew 10:16, 24:14, 28:19-20, Mark 13:10..
A meeen ❤❤
Yiliphi isonto elishumayela ivangeli lombuso emhlabeni wonke nasezizweni zonke njengoba kwasho uJesu? Matthew 10:16, 24:14, 28:19-20, Mark 13:10..
@@vusimngomezulu2500 ilelo elishumayela ngokugcinwa kwemithetho kaNkulunkulu
@@sibusisonduli961 Ngicela ungibonise igama lalo ebhayibhelini.
@@vusimngomezulu2500 hhayi ibhayibheli alinawo amabandla linebandla lamaNazaretha kuphela Izenzo 25
@@sibusisonduli961 Ngicela ungibonise ebhayibhelini igama elithi ibandla lamaNazaretha.
Kabe sesancishelwani inkonzo la ku you tube
UNkulunkulu akafune sonto ufunakugcinwe umthetho wakhe kuphela. Nomungahlanganyela kuliphi ibandla umanje ugcina imiyalo yakhe kuphelele
Amen