Lihlithemba Mzobe
Lihlithemba Mzobe
  • 223
  • 7 741
"UKUNGCOLA KUYASINDA"
NGALOMYALEZO UBABA WETHU OHLALA EKHAYA EZULWINI ONGUMDALI WEZULU NOMHLABA AFISA SIKWAZI SIKUQONDE NGASO SONKE ISIKHATHI UKUTHI KUBALULEKILE NEMPELA UKUZINGCWELISA, UKUZIHLAMBULULA, UKUVUMA IZONO ZETHU NOKWENZA INTANDO KANKULUNKULU NGASO SONKE ISIKHATHI, SINGABANTU SIMELWE UKUFANA NOKHRESTU, SIMELWE UKWENZA INTANTO KANKULUNKULU KEPHA ASIZOKWAZI UKUKWENZA LOKO UMA SISABHUKUDA EZONWENI OKUBIZA UKUTHI SIQHELE KUZO SIZIHLAMBULUKE NGOBA ZISISINDA NGENXA YOKUZIGCWALISA EMZIMBENI YETHU.
INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE INIHOLELE NJALO EKULUNGENI NASENDLELENI EFANELEKILE NIZONDLE NGEZWI LAKHE NENZE INTANDO KANKULUNKULU NIZINGCWELISE NJALO.
SACELA NIDLULISELE NAKWABANYE BATHOLE UKUPHULUKISWA. AMEN
UNKULUNKULU UYASIZONDA ISONO
UNKULUNKULU UYABUTHANDA UBUNGCWELE
For More:@Lihlithemba Mzobe
Tiktok:Lihlithemba
Facebook:Lihlithemba Mzobe
Instagram:lihlithembawendiemzobe@gmail.com
มุมมอง: 14

วีดีโอ

"MABANGASHISWA ABANTU!!!!"
มุมมอง 314 ชั่วโมงที่ผ่านมา
ISIBONAKALISO SANGOMHLAKA 22 JANUARY 2025 NGALOMYALEZO UNKULUNKULU AFISA SIKWAZI UKUTHI MASINGASHISI IZIDUMBU ZABANTU NGOBA NGOMHLA WOKUPHELA UMA SEKUQHEKEZEKA AMATHUNA BAZODINGA INDAWO YOKUVUKELA LABANTU UMA BESHISIWE BAYOVUKELAPHI?? INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE NIHLALE EBUKHONENI BUKANKULUNKULU NENZE OKUSHIWO NGUJEHOVA NINGENZI OKUTHANDWA YINI NENIKUZWE NAKUFUNDA EZWENI NGOKUHLAKANIPHA KW...
"INYAMA ITHOBELA USATHANE UMOYA UTHOBELA UJEHOVA UNKULUNKULU"
มุมมอง 5414 วันที่ผ่านมา
NGALOMYALEZO UBABA WETHU OHLALA EKHAYA EZULWINI AFISA SIKWAZI SIKUQONDE UKUTHI UMA SIHAMBA NGOKWENYAMA NGASO SONKE ISIKHATHI YILAPHO SIWELELA KHONA ESONWENI ISONO SIYISITHA UQOBO ISONO SINGESAKHE NGOBA OWEQA UMTHETHO NOWENZA ISINOMA IKANJANI UNGOWENZA ISONO ESIBULALAYO KUSASA. INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE NIBUYELE ENKOSINI NIZISIZE NIZIBIYELE NGOMTHETHO UKUZE NIZOTHOBELA UNKULUNKULU NANGOKU...
"AMATEKISI ANGAMAROBHOTHI!!"
มุมมอง 2114 วันที่ผ่านมา
ISIBONAKALISO SANGOMHLAKA 18 JANUARY 2025 NANGALOMYALEZO UBABA WETHU ONGCWELE ATHANDA SIKWAZI UKUTHI KONKE SEKUYINGOZI MANJE YIKO KUBALULEKILE UKUTHI SIZIBIYELE NJALO NGOMKHULEKO NANGOKUHLALA EBUKHONENI BUKANKULUNKULU. INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE INIQINISE NIPHENDUKE NJALO NIBUYELE ENKOSINI NGOKUBA UKUPHELA KWEZINTO ZONKE SEKUFIKILE KUFIKE YONKE INDAWO. SACELA NIDLULISELE NAKWABANYE BATHOL...
"OWAZANA NOKHRESTU UXHUMANA NAYE NSUKU ZONKE"
มุมมอง 3214 วันที่ผ่านมา
ISIZATHU SOKUTHI ABANINGI UKHRESTU EYOTHI KUBO SUKANI KIMI BENZI BOKUBI ANGIKAZE NGANAZI YINGOBA ABAXHUMANI NEZULU ABAYENZI INTANDO KANKULUNKULU. WOÑKE AMAKHOLWA ALINDELEKE UKWENZA OKWASEKHAYA EZULWINI NSUKU ZONKE ALINDELEKE UKUPHILA UBUZULU NGAYO YONKE INDLELA UKUZE EZOHLALA EXHUMELE NOMDALI WAWO. NGALEYONDLELA NGALOMYALEZO MASIBUYELE ENKOSINI NGOKUPHELELE NANGOKWENZA INTANDO KABABA UKUZE ENGE...
"USUKU NOSUKU KUNENDAWO OYIGIJIMAYO!!"
มุมมอง 2414 วันที่ผ่านมา
BANTU BAKANKULUNKULU KUMELE SAZI UKUTHI LAPHA EMHLABENI SIYAGIJIMA USUKU NOSUKU, SIWE, MASIWA, SILIMALE MASILIMALA SIHLALELE. OKUSEMQOKA UKUTHI SIPHIKELELE SINGALAHLI ITHAWULA KEPHA SENZE ISIQINISEKISO SOKUTHI SIYAFIKA ENTANJENI NGOKUSIZWA NANGOKUTHANDWA YINKOSI UMENZI WEZULU NOMHLABA NGASO SONKE ISIKHATHI. INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE NIHLALE EBUKHONENI BUKANKULUNKULU NIGIJIME NGOKUQAPHELA...
"IQINISO LOKUPHILA LIKHONA(Umyalezo kaMaMkhize Mpisane)
มุมมอง 1714 วันที่ผ่านมา
"IQINISO LOKUPHILA LIKHONA(Umyalezo kaMaMkhize Mpisane)
"MANGABIKHO OSALAYO MHLA ABANGCWELE BEYOBIZWA!!!!!"
มุมมอง 2114 วันที่ผ่านมา
NGALOMYALEZO NGABA NESIBONAKALISO LAPHO UNKULUNKULU ENGIBONISA UMHLABA ONGALENA KWETHUNA UKUTHI KUZOKWENZAKALANI UMA SINGALUNGISI NGOKUBHABHADISWA KUYIMANJE. SEKUYISIKHATHI ABANTU BABUYELE ENKOSINI NGOKUPHELELE NANGOKUFUNA UJEHOVA NGENHLIZIYO YONKE BAHLENGWE BABHABHADISWE BAVUME IZINO ZABO BATHOLE UKUHLANJULULWA NGOKUBA UMA IWUNDLU LINGABUYA BENGABHABHADISIWE BAZOSALA KANTI OKUSEMQOKA KULABA AS...
UKULAHLA KANJANI OKOKUXHUMANA NOMZALI!!!!!??"
มุมมอง 5314 วันที่ผ่านมา
NANGALOMYALEZO NGALELITHUBA NGALOMZUZU KUBALULEKILE UKUBA SIQONDE UKUTHI UJEHOVA KUPHELA NGOMKHULEKO OSIQONDISAYO EZINTWENI ZONKE SIMELWE UKUTHI SIXHUMANE NOMDALI WETHU SINGAKUDELELI UKUKHULEKA SINGALULAHLI FUTHI KEPHA SISONDELE KUYE NJALO NGOBA LOMHLABA ESIKUWO UFANA NENDAWO ESINGAYAZI ESIDINGA OSIBONELELA KONKE ASISIZE KUKONA KONKE. INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE NIBUYELE KUJEHOVA NGOKUPHEL...
"SONKE SINGABANTWANA KUNKULUNKULU "
มุมมอง 3421 วันที่ผ่านมา
LAPHA EMHLABENI UYEDWA OMKHULU KAKHULU ONGUMDALA WEZINSUKU UMDALI WEZULU NOMHLABA OSONKE SINGABANTWANA KUYE, SIHLALELE UKUMLALELA, SIHLALELE UKUMTHOBELA, SIHLALELE UKWENZA INTANDO YAKHE NGASO SONKE ISIKHATHI, MASIHLALE SITHOBEKILE SINGAZIPHAKAMISI NGOBA ABAZIPHAKAMISAYO BAYAKUTHOTSHISWA. INKOSI IBENANI INISIZE NAZI NIQONDE FUTHI UKUTHI UYEDWA ONGUMNINI MANDLA WONKE OHLALELE UKWESATSHWA NGOBA UZ...
"HLALA UZINDLA NGOKUYIKONA"
มุมมอง 6521 วันที่ผ่านมา
SINGABANTU MASIQONDE SAZI UKUTHI IMIDLINZO YETHU IYINKULUMO, NGESIKUCABANGAYO SIYAKHULUMA NGALEYONDLELA MASIZINDLE NGOKUFANELEKILE SICABANGE OKUHLE NOKULUSIZO NJALO UKUZE SAMUKELISWE UMVUZO OZOSITHABISA KUSASA. INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE NIBUYELE ENKOSINI NIYITHANDE NGEZINGQONDO ZENU ZONKE UKUZE SIZOZINDLA NGAYO NJALO. SACELA NIDLULISELE NAKWABANYE BATHOLE UKUPHULUKISWA.AMEN UNKULUNKULU U...
"AMAKHOLWA MABAZIBHUBHISE EMHLABENI UKUZE BENGEKEBEBHUBHE NGALE KWETHUNA"
มุมมอง 721 วันที่ผ่านมา
KUBALULEKILE SINGABANTWANA BAKANKULUNKULU UKUTHI SILENZE IZWI LIKAMDALI WEZULU NOMHLABA ATHI MASIKULAHLE SILULAHLE NGOBA UYAZI KANGCONO ISIZATHU SALOKO NJENGOMDALA KUNATHI SONKE, NGALEYONDLELA NGALOMYALEZO OBHEKISWE KUMAKHOLWA UKUTHI ASHESHE ALAHLE YONKE IMIHUHEKO YALELIZWE NAZO ZONKE IZINKANUKO UKUZE BENGEKE BELAHLWE NOMA BABHUJISWE KANYE NAZO NGALE KWETHUNA NANGOMHLA WOKUPHELA. INKOSI IBENANI...
"KUNGANI OKUKANKULUNKULU KUMELE KUBELULA?"
มุมมอง 4521 วันที่ผ่านมา
UNKULUNKULU ENGUMDALI WEZULU NOMHLABA OSITHANDAYO ESITHANDELA IQINISO NAMUHLA UFISA SAZI SIQONDE UKUTHI AKUKHO OKULULA LAPHA EMHLABENI. MASINGACABANGI UKUTHI OKUKANKULUNKULU KUZOBALULA NJENGOBA SIHLEZI SICABANGA SINGABANTU KEPHA MASAZI UKUTHI KONKE KUYASETSHENZELWA KONKE KUYAKHANDLEKELWA KONKE KUYALANGAZELELWA. INKOSI IBENANI INIBUSISE INISIZE INIQINISE NJALO SILWE KUKO KONKE UKUBUYA KWENKOSI K...
"AMAHLONI AWEKHO IGAZI LIYAFUNAKALA!!!!"
มุมมอง 6821 วันที่ผ่านมา
UKUSABALALA NOKWANDA KWEMIMOYA KUZOKWENZA UMHLABA UGUQUKE NGELINYE IZINGA NGELINYE IGIYA ELINZIMA KAKHULU ELIZOSIMANGAZA SINGABANTU. KUMELE SAZI UKUTHI SIVELE SIPHILA NEZILWANE LAPHA EMHLABENI KUPHELA ZISAZALANA EMZIMBENI YABANTU ZISANDISANA KULUNTU LONKE UKUZE NGELINYE ILANGA ZIWUTHATHE UMHLABA ZIWUBUSE, ZIWUNQOBE OKUYINTO EZOKWENZEKA ESIKHATHINI ESIZAYO, NGALEYONDLELA MASIHLALE SILINDILE NGOK...
"IZINKANUKO ZIDLULELE!!"
มุมมอง 1321 วันที่ผ่านมา
EMHLABENI KUMELE SAZI BANTU BAKANKULUNKULU UKUTHI WONKE UMUNTU UNEGUNYA LOKWENZA KONKE AKUTHANDAYO NGESIKHATHI ASITHANDAYO. SIYA ESIKHATHINI ESIBI KAKHULU SINGABANTU LAPHO KHONA IZINKANUKO ZIZODLULELA NGALOKUHLOBO LOKUTHI NGISHO NASEZINDAWENI LAPHO KHONA ABANTU KUMELE BAKHULULEKE KHONA BAHLONIPHANE KHONA KODWA KUNGENZEKI, INKOSI IBENANI UMA NITHAMELE LOMYALEZO NAZI UKUTHI KONKE KUZOKWENZEKA MAS...
"ITHUBA LOKUGCINA!!!!!"
มุมมอง 9121 วันที่ผ่านมา
"ITHUBA LOKUGCINA!!!!!"
"AMADEMON EMZIMBENI!!!"
มุมมอง 2621 วันที่ผ่านมา
"AMADEMON EMZIMBENI!!!"
"UNYAKA WOKUPHITHANA KWEKHANDA (Stress) Ingcindezi nokucindezeleka!"
มุมมอง 47หลายเดือนก่อน
"UNYAKA WOKUPHITHANA KWEKHANDA (Stress) Ingcindezi nokucindezeleka!"
"KUDLIWA IZIDUMBU ZABANTU!!!!"
มุมมอง 89หลายเดือนก่อน
"KUDLIWA IZIDUMBU ZABANTU!!!!"
"UBUTHAKATHAKA BUSEZINDEBENI"
มุมมอง 40หลายเดือนก่อน
"UBUTHAKATHAKA BUSEZINDEBENI"
UKUKUYEKA KWABO UKUSEBENZA KWABO!!!!"
มุมมอง 42หลายเดือนก่อน
UKUKUYEKA KWABO UKUSEBENZA KWABO!!!!"
"IMUPHI UMSEBENZI WAKHO (Ngabe uyawazi yini?)"
มุมมอง 78หลายเดือนก่อน
"IMUPHI UMSEBENZI WAKHO (Ngabe uyawazi yini?)"
"ABAPHANSI BAYANYAKAZA!!!"
มุมมอง 18หลายเดือนก่อน
"ABAPHANSI BAYANYAKAZA!!!"
"UMYALEZO KAMAMA MAYENI MSELEKU"
มุมมอง 35หลายเดือนก่อน
"UMYALEZO KAMAMA MAYENI MSELEKU"
"ABAZALI ABANGABADUKISI!!!"
มุมมอง 47หลายเดือนก่อน
"ABAZALI ABANGABADUKISI!!!"
"IZINGQONDO ZABANTU ZIBUYELE EBUNTWANENI!"
มุมมอง 32หลายเดือนก่อน
"IZINGQONDO ZABANTU ZIBUYELE EBUNTWANENI!"
"ZAZI UKUTHI UKEPHI NONKULUNKULU"
มุมมอง 53หลายเดือนก่อน
"ZAZI UKUTHI UKEPHI NONKULUNKULU"
"IMIMOYA INGAMANDLA!"
มุมมอง 47หลายเดือนก่อน
"IMIMOYA INGAMANDLA!"
"UMYALEZO KATHEMBI SEETE!"
มุมมอง 35หลายเดือนก่อน
"UMYALEZO KATHEMBI SEETE!"
"UKUFA SEKULAPHO SIPHEPHELA KHONA!!"
มุมมอง 30หลายเดือนก่อน
"UKUFA SEKULAPHO SIPHEPHELA KHONA!!"

ความคิดเห็น

  • @francesguguncube9039
    @francesguguncube9039 20 วันที่ผ่านมา

    Amen sister ngiyabona ngama messages akho ..ngiyakholelwa ku Jesus ncela ungikhulekise ngithole umuntu ongangeluleka ..ngise Tembisa Johannesburg ngokuhlala..

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 20 วันที่ผ่านมา

      @@francesguguncube9039 AMEN Francesguguncube inkosi ibenawe ikubusise kakhulu uNkulunkulu nguye ozokuholela lapho ufisa ukufinyelela khona uthole ukuphulukiswa. AMEN kuzobanjalo ngizokubeka enkosini.

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 20 วันที่ผ่านมา

      Bengizocela iNombolo yakho uma ungenayo inkinga sikwazi ukuxhumana ngokudlulele mhlasimpe uma unayo inkundla yokuxhumana engu Whatapp.

  • @muzikayisezulu4203
    @muzikayisezulu4203 26 วันที่ผ่านมา

    Mmmm 🤔 🤔 🤔 "! Kwaze kwanzima "! Ngoba izi-'kebhe' ngizithanda kangaka "Nkosi yami "😢"! Kaz' yini esizoba mnandi eMhlabeni "!

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 25 วันที่ผ่านมา

      @@muzikayisezulu4203 EMPELENI AYISEKHO BABA.

  • @BellinahSkhosana
    @BellinahSkhosana 26 วันที่ผ่านมา

    Hawema cc Waze wayithinta inhliziyoyami 😭😭😭😭😭😭iqiniso elingaka ulitholaphi ,Waze wafuneka Ku national TV bakubuke ,bakuzwe wonke umuntu kwamina ngirongo ,akubusise unkulunkulu akuqcine akufihle kulelizwe elonakele ❤❤🫂🫂🫂🙌🙌🙌🙏🙏🙏💯

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 26 วันที่ผ่านมา

      @@BellinahSkhosana Amen ngiyabonga kakhulu ukuvuma ukusetshenziswa uMdali inkosi ikubusise. Amen

  • @muzikayisezulu4203
    @muzikayisezulu4203 26 วันที่ผ่านมา

    Mmmm 🤔 🤔 🤔 "!!! Ma-Mzobe sengiyabona uyisi-'THUNYWA' so-"PHEZUKONKE" , Ngiyafisa ukwazi ukuthi kanti ungakanani uma wazi izinto ezinkulu kangaka "! Ngihlale ngicela Ku-JEHOVA , ukuthi kubantwana bami abenze baphile impilo yoku-"Dumisa" uJEHOVAH njengawe , Kwakuvele kuyisifiso sami , ukuthi ngiphile impilo yoku-'khonza' uJEHOVAH impilo yami yonke '"! Kodwa sengiyabona izono zami zingi-"qhelisile" Ku-JEHOVA , Akungenani sengicela uJEHOVAH asale esehlisela enzalweni yami leso "S'BUSISO " "! Ngangi-'Phiwe' uJEHOVAH ukuhlakanipha , noku-Mkhonza okupheleleyo , ngazona Mina, ngoku-'Thanda ' ezomhlaba"!😢 Sengathi uJEHOVAH angakugcina njalo , uqhubeke noku-'FUNDISA' uMhlaba leziMfihlo zase-zulwini.

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 26 วันที่ผ่านมา

      @muzikayisezulu4203 Amen baba uZulu inkosi ikubusise ngazo zonke izifiso zakho, ngiyazamukela nezibusiso zakho ngenhliziyo yami yonke, uLihlithemba uzalwe ngonyaka ka2000 okungenza ngibe neminyaka engu 25 baba. Amen

  • @MancaneKwando
    @MancaneKwando 27 วันที่ผ่านมา

    Amen

  • @francesguguncube9039
    @francesguguncube9039 หลายเดือนก่อน

    Amen amen amen God bless

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe หลายเดือนก่อน

      @@francesguguncube9039 Amen

  • @muzikayisezulu4203
    @muzikayisezulu4203 หลายเดือนก่อน

    Mina ngiyi-NAZARETHA , BUT , ngamangala uma ngizwa ukhuluma nge-SABATHA ,ngabe kanti wena awulona yini i-'CHRISTIAN ' , so , wena ne-SABATHA 🤷 nihlanganaphi ?

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe หลายเดือนก่อน

      @@muzikayisezulu4203 ISABATHA LINGELIKAJEHOVA LINGUPHAWU LOKUKHONZA ODALILE IZULU NOMHLABA NJENGOMKHRESTU OSINDISWA NGOJESU SIMELWE SONKE UKULIGCINA NJENGOBA NAYE UJESU AYELIGCINA ENGUMHOLI WETHU.AMEN

  • @muzikayisezulu4203
    @muzikayisezulu4203 หลายเดือนก่อน

    Lukhulu uLwazi esiluthola kuwe , Nendlela yokuziphatha . God Almaity "Bless".

  • @muzikayisezulu4203
    @muzikayisezulu4203 หลายเดือนก่อน

    Lihlithemba, ngaze ngajabula namuhla ikukwazi ukuthola ithuba lokuphawula, Okokuqala ngicela ukubonga ukusifundisa kwakho, kukhulu esokufundayo kulezizinhlelo zakho , ngakho siya-Mbonga uJEHOVAH ngawe.

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe หลายเดือนก่อน

      @@muzikayisezulu4203 AMEN INKOSI IKUBUSISE

  • @ThembiTee93
    @ThembiTee93 หลายเดือนก่อน

    why ukopa i content ka "celestia we the masters voice

  • @HlengiweMbanjwa-r7j
    @HlengiweMbanjwa-r7j 2 หลายเดือนก่อน

    Amen 🙏

  • @nontobekongubane8019
    @nontobekongubane8019 3 หลายเดือนก่อน

    Angiyizwa ke kahle eyokuzicleanser ngamanzi

  • @Doda-u4l
    @Doda-u4l 3 หลายเดือนก่อน

    U Nkulunkulu akubusise nkosazana ngokudla kwendlebe osipha kona. Iyeke le eyokuthi kungenzakalani uma uNkulunkulu engafulathela umhlaba,angifuni ngisho ukucabanga ngayo ngoba ayikho neyodwa into engalunga kungaba ne disorder. U thando luka Nkulunkulu singalubona ngaleso skhathi ukubaluleka kwalo ngoba okwamanje sisazitshela ngaye.

  • @Doda-u4l
    @Doda-u4l 3 หลายเดือนก่อน

    Powerful words my sister. Thanks for opening my eyes.

  • @nhlanhlakhoza-di6gn
    @nhlanhlakhoza-di6gn 3 หลายเดือนก่อน

    Hayibo

  • @nhlanhlakhoza-di6gn
    @nhlanhlakhoza-di6gn 3 หลายเดือนก่อน

    Uqinisile mntanami

  • @AthobekileXesha-ep1fe
    @AthobekileXesha-ep1fe 3 หลายเดือนก่อน

    That's what brother Enigma said about Somizi n the people fight Him

  • @eugenenxele6644
    @eugenenxele6644 3 หลายเดือนก่อน

    Mmmmm siyabonga Amen inkosi ikubusise

  • @boniswalekhuleni9267
    @boniswalekhuleni9267 4 หลายเดือนก่อน

    Ayi Celestial started a trend 😅😅

  • @zamokwakhendlovu9092
    @zamokwakhendlovu9092 5 หลายเดือนก่อน

    I wish waba untwana wami,akwandile lokhu engikbonayo kulesi khathi samamanye

  • @zamokwakhendlovu9092
    @zamokwakhendlovu9092 5 หลายเดือนก่อน

    No no lomntwana ukhuluma spiritual and usemncane,ngifisa ukubona umama owazala

  • @zamokwakhendlovu9092
    @zamokwakhendlovu9092 5 หลายเดือนก่อน

    Waze waba mncane,amazwi makhulu, and lemimoya kakhulu ihlasela bona ngoba bengaqondi

  • @thobanijoji590
    @thobanijoji590 8 หลายเดือนก่อน

    Ukulunga Komuntu Ongena Nkulunkulu Kufana Nezidwedwe Ezibolile please show me the verse my sister

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 8 หลายเดือนก่อน

      Isaiah 64:6 Sonke saba -njengongcoljleyo, nokulunga kwethu konke kwabanjengengubo enindiweyo; Sabuna sonke njengeqabunga, nobubi bethu basisusa njengomoya. Kahle kahle uNkulunkulu azama ukusicacisela ngako ukuthi singabantu ukulunga kwethu kumele kupheleliswe ngokwenza intando kababa ohlala ekhaya ezulwini ngokwesaba nokuthobela yena ngaphezulu kwakho konke nabo bonke, ngokuba uma sikuveza kubantu kodwa kuye singakuvezi akusho lutho kuye kufaniswa nento yokulahlwa uyafana nozingcolele phambi kukaNkulunkulu kodwa ube umuhle phambi kwabantu.Amen

  • @SmangeleNdwandwe-kv9of
    @SmangeleNdwandwe-kv9of 9 หลายเดือนก่อน

    Ngikufisela inhlanhla sis sengathi konke okuhle kungakulandela❤

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 10 หลายเดือนก่อน

    Which church are true according to the Bible in this world? Because many churches are not true according to this scriptures, Matthew 7:21-23,Roman's 10;1-3,2Corintians 11:12-15,2thimoty 4:3-4,2Peter 2:1-3, and what is Christmas, Goodfriday and Easter according to the Bible?

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 10 หลายเดือนก่อน

      The only True Church is the church of Jesus Christ which keeps God's Commandments and is of true followers of Jesus. When it comes to all those Pegan Holidays according to the bible those are other God's abezizwe abakhonzwa ngabantu, there are deep lessons about them if you look through history and God does not Condone such Worship.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 10 หลายเดือนก่อน

      @@LihlithembaMzobe Thanks for your own opinion, so which church are preach the gospel of the kingdom around the world to all nations as Jesus Christ said? Matthew 10:16,24:14,28:19-20,Mark 13:10, because that church is true according to the Bible, James 2:26.

    • @LihlithembaMzobe
      @LihlithembaMzobe 10 หลายเดือนก่อน

      @vusimngomezulu2500 We now live in times where by dominations as it is and as they are, no longer have the true Gospel of the Father, so the true Church of Christ which he is coming to get are the people who do his will, who surrender to him bemfuna ngenhliziyo yonke. That's is the REAL CHURCH so if means it is individuals inside different houses of worship then so be it cause now, in all the different spaces of Worship you will find people who are not living a christ like life and they would be dominant which spoils the whole domination at that state. So my point Brother is that anyone and everyone around the world who keeps ubufakazi bukaJesu bephila ngeqiniso lokwenza intando kaNkulunkulu yibo abayibandla ebusweni bukaJesu azobalanda ngomhla wokuphela.