Ebuhleni sermons & hymns
Ebuhleni sermons & hymns
  • 42
  • 62 352
Ngiyathanda mina ukukhonza 237_ Mvangeli Madonsela
Hymn number 237 was composed by king of kings, JG Shembe and consist of six verses:
1. Ngiyathanda mina ukukhonza
INkosi yezulu,
Inhliziyo ayivumi
Ukukhulula umphefumulo wami.
2. Ngenze Nkosi isiboshwa
Noma kubuhlungu njalo.
Ukuze umoya ukhululwe
Ngosuku lwe Nkosi.
3. Jabula wena ongaboniyo
Umhlaba nengcebo yawo,
Vula amehlo omphefumulo
Abone ikhaya labaNgcwele.
4. Khona alukho usizi
Kuphelile konke ukufa,
Amanga nobuqili bonke
Kuqedwa ngomlilo.
5. Kuhle inyama yami ihlupheke
Ukuze inhliziyo ikhumbule,
Ukuthi akulo ikhaya leli
Kuyidokodo lomhambi.
6. Ikhaya elimi phakade likhona
Lifihliwe inkazimulo,
Edlulayo ebolayo
Engagculisi umphefumulo.
มุมมอง: 62

วีดีโอ

Uyabizwa nkosi Solomon_ Isihlabelelo 116
มุมมอง 1.1K5 หลายเดือนก่อน
This hymn (hymn 116) was composed by Prophet, messenger Isaiah Shembe, the founder of the Nazareth Baptist Church. At the time it was composed it was an invitation of the Zulu king (King Solomon of Dinuzulu) to come to EKuphakameni. Till this day it is invitation of the Zulu royal family, the Zulu people, the Bhaca and Mpondo people and all nations to come to eKuphakameni. 1. Uyabizwa Nkosi Sol...
Vuka nathi_ Isihlabelelo_ Mshu Khumalo
มุมมอง 5610 หลายเดือนก่อน
Vuka nathi_ Isihlabelelo_ Mshu Khumalo
Imoto entsha yoNyazi🙌⚡️
มุมมอง 24311 หลายเดือนก่อน
Imoto entsha yoNyazi🙌⚡️
Ukugaya utshwala_Rev Mvubu
มุมมอง 692ปีที่แล้ว
Ukugaya utshwala_Rev Mvubu
Ukugaya utshwala_ INYANGAYEZULU
มุมมอง 3.5Kปีที่แล้ว
Lapha inkosi yamanazaretha A.K Shembe okunguShembe wesithathu owaziwa ngeleNyangayezulu ubeka ukuba utshwala akufanele sibugaye emakhaya obabamkhulu.
INYANGAYEZULU 🌙
มุมมอง 321ปีที่แล้ว
"Explore the Sabbath sermon from September 30, 2023, with Lord M.D. Shembe as he delves into the intriguing origin of the name 'INYANGAYEZULU'."
Bonani uvela emafini_ 50
มุมมอง 245ปีที่แล้ว
Bonani uvela emafini Uzobiza abantu bonke, Uzobuya ezulwini Uzobiza abantu bonke. Haleluya dumisani, Dumisani bantu nonke
Uyalwazi lonke usizi: 76 verse 2&3
มุมมอง 1.2Kปีที่แล้ว
Isihlabelelo(hymn 76); verse 2&3 Ekupheleni kwamandla ami Wodana umqondo wami Ngovuselelwa nguwe Nkosi Ekudabukeni kwami. Chorus: Mondli wezintandane Yondla inhliziyo yami. Umthwali akazethuli We msizi wami Ngethule ungisize We msizi wami Chorus: Mondli wezintandane Yondla inhliziyo yami. video credit: @shembedlakadlavideo 🙏
The Nazarite's Guide: Praying Four Times a Day for Spiritual Fulfillment
มุมมอง 116ปีที่แล้ว
🙏 Welcome to our channel! In this enlightening video, we delve into the sacred practice of prayer for Nazarites. Discover the profound significance of praying four times a day and how it strengthens your spiritual connection. Join us as we explore the ancient wisdom behind this tradition and learn how it can deepen your faith journey. Whether you're a seasoned Nazarite or new to this path, this...
Nkosi nkosi bubusise ishlabelelo-3 Inkosi uNyazilwezulu
มุมมอง 517ปีที่แล้ว
#religion #ebuhleni #shembe #khenana
Ngiyanimema bafowethu ishlabelelo-30 Inkosi uNyazilwezulu
มุมมอง 640ปีที่แล้ว
#ebuhleni #religion #shembe
Weludlawu Lwezulu inkosi uThingo lwenkosazane
มุมมอง 5Kปีที่แล้ว
Credits to Dlakadla video
iLanga-INyangayezulu Bab'Cebekhulu
มุมมอง 206ปีที่แล้ว
#eBuhleni #religion #iNyangayezulu #iLanga Credit to Skhumbula ekuphakameni Channel
Incolile kuwe_Rev Chiliza
มุมมอง 70ปีที่แล้ว
Incolile kuwe_Rev Chiliza
INkosi iNyanga yezulu_Besilizwile webabamkhulu ishlabelelo_219
มุมมอง 2.2Kปีที่แล้ว
INkosi iNyanga yezulu_Besilizwile webabamkhulu ishlabelelo_219
Mva Nyawose ishlabelelo_35 Baba wethu osezulwini (Zazalwa)
มุมมอง 1.2Kปีที่แล้ว
Mva Nyawose ishlabelelo_35 Baba wethu osezulwini (Zazalwa)
Wena ufanelwe ukubongwa_ ishlabelelo 234 Rev Mdluli
มุมมอง 304ปีที่แล้ว
Wena ufanelwe ukubongwa_ ishlabelelo 234 Rev Mdluli
Mshu Ndwandwe: Isihlabelelo 120 South Africa Vuka
มุมมอง 4.4Kปีที่แล้ว
Mshu Ndwandwe: Isihlabelelo 120 South Africa Vuka
Ishlabelelo 203_ Rev Mpanza eLinda
มุมมอง 333ปีที่แล้ว
Ishlabelelo 203_ Rev Mpanza eLinda
Ishlabelelo 10_late Rev Chiliza
มุมมอง 49ปีที่แล้ว
Ishlabelelo 10_late Rev Chiliza
Mshu Mkhwanazi
มุมมอง 191ปีที่แล้ว
Mshu Mkhwanazi
Rev mdlalose: 29 April eGibisila
มุมมอง 95ปีที่แล้ว
Rev mdlalose: 29 April eGibisila
Natesa Intervarsity 16/04/2023
มุมมอง 111ปีที่แล้ว
Natesa Intervarsity 16/04/2023
Umlando wobuNazaretha by Nkululeko Zulu #celebrating113years
มุมมอง 73ปีที่แล้ว
Umlando wobuNazaretha by Nkululeko Zulu #celebrating113years
mfu Mqadi inkonzo yesabatha yasemini 04-02-2023
มุมมอง 1.5Kปีที่แล้ว
mfu Mqadi inkonzo yesabatha yasemini 04-02-2023
Mshumayeli Luthuli inkonzo yesabatha yasekuseni 04-02-2023
มุมมอง 214ปีที่แล้ว
Mshumayeli Luthuli inkonzo yesabatha yasekuseni 04-02-2023
mfu gcwensa 28 Jan 2023
มุมมอง 32ปีที่แล้ว
mfu gcwensa 28 Jan 2023
Ufs NATESA 2022 Closing function
มุมมอง 106ปีที่แล้ว
Ufs NATESA 2022 Closing function
Jerusalema Bethlehema (Mcabangeleni Mbatha ft Andile Cele
มุมมอง 591ปีที่แล้ว
Jerusalema Bethlehema (Mcabangeleni Mbatha ft Andile Cele

ความคิดเห็น

  • @NOMPUMELELOPHAKAMILEMADONSELA
    @NOMPUMELELOPHAKAMILEMADONSELA 28 วันที่ผ่านมา

    Ingcwenga yento🔥🔥👌👌❤️❤️

  • @mveliphumlani5518
    @mveliphumlani5518 6 หลายเดือนก่อน

  • @sbonisomthethwa6483
    @sbonisomthethwa6483 7 หลายเดือนก่อน

    mkhatshwa

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 7 หลายเดือนก่อน

    Izimbali zezwe. Hawu kanti kwakusinwa kudala kungakakhiwa? Ngiyabonga Shembe oNgcwele.

  • @mncedisiinnocentnkabinde4967
    @mncedisiinnocentnkabinde4967 7 หลายเดือนก่อน

    Nguqunguqu mhlaba yaphenduka

  • @kamogelokokobele
    @kamogelokokobele 8 หลายเดือนก่อน

    ❤🔥🔥🔥

  • @engelluthuli1774
    @engelluthuli1774 9 หลายเดือนก่อน

    Hosana Emhlabeni nakweliphezulu uyingcwele Simakade Nkosi yamakhosi Jehova Nkulunkulu wokhokho bethu Messiah Mthunzi wokuphephela Nkosi yeZulu noMhlaba🙏🙏🙏🙏

  • @Ninabesilo
    @Ninabesilo 9 หลายเดือนก่อน

    ngihlezi ngila endumisweni yaphakade

  • @demowaters2378
    @demowaters2378 11 หลายเดือนก่อน

    Kade ngsicinga leshlabelelo❤🙆‍♀️i can't sing it😢

  • @wendyntamo1494
    @wendyntamo1494 ปีที่แล้ว

    Nkosi yamakhosi Shembe oyingcwale 💯

  • @nomfundomshengu4789
    @nomfundomshengu4789 ปีที่แล้ว

    Nkosi yMakhosi sikhumbule Shembe 🙌

  • @BongukwenzaNgubane-qi5fk
    @BongukwenzaNgubane-qi5fk ปีที่แล้ว

    Shembe is the way siyabonga, nkosi

  • @Clement-q4v
    @Clement-q4v ปีที่แล้ว

    No one can answer you Mfundisi

  • @Clement-q4v
    @Clement-q4v ปีที่แล้ว

    ❤❤❤❤❤uyingcweeeeele

  • @Clement-q4v
    @Clement-q4v ปีที่แล้ว

    ❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @kwandilemthethi3683
    @kwandilemthethi3683 ปีที่แล้ว

    Amen

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw ปีที่แล้ว

    Mmmmm🤔 wakhuluma ubaba ijulile lenkulumo ekhulunywa Inkosi yamakhosi iHukalikamahilela 🙏

  • @classyfutbalclips4052
    @classyfutbalclips4052 ปีที่แล้ว

    Inkosi kwandisele

  • @nhlanhlakhumalo2763
    @nhlanhlakhumalo2763 ปีที่แล้ว

    Yaze yashiza inkonzo syabonga

  • @nhlanhlangcobo1793
    @nhlanhlangcobo1793 ปีที่แล้ว

    Amen 🙏🏿

  • @thobaniusher5174
    @thobaniusher5174 ปีที่แล้ว

    Aaaaem injaaaaalindaba🙌🙌🙌🙌

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 ปีที่แล้ว

    Kodwa Shembe oyingcwele Usikhumbule Guqabadele mdali wokhokho bethu 🙏🙏🙏

  • @innocentngcobo6072
    @innocentngcobo6072 ปีที่แล้ว

    Cha, uyaphambuka loMhlonishwa. Abantu abangasekho yibo kanke abadinga thina from the day befa. Kanjani na? Yithi esisaphila esibangcwabayo ngesizotha, sibambele igodi bese sibakhweza. Umasingakwenzi lokho bangabola banuke. Noma sesibangcwabile siyaye sibaxolisele kuMdali, sibacelele intethelelo, oweshiye enesikweletu noma ekweleta omunye imali akhokhelwe njalonjalo. Oshiye enezingane ezincane....kubekhona abazomkhulisela....uma bengekho lezonga zisiwa ezintandaneni njalonjalo. Angi qondike ukuthi suddenly labantu abangasekho basdlulisela kanjan imkhuleko kuMdali?? Babuye futhi ba decide nokuyigodla bangaydlulisi?? Singabantu baNkulunkulu sine full access yokumkhonza, sicele, sithandaze kuye not ukuth sidluliselwe obaba nogogo abangasekho. What if labanku esithi bazongidlulisela umkhuleko kuMdali were criminals, bethakatha noma beyizoni?

    • @mcsiemtetua1037
      @mcsiemtetua1037 ปีที่แล้ว

      Lol what a pork's comment

    • @innocentngcobo6072
      @innocentngcobo6072 ปีที่แล้ว

      @@mcsiemtetua1037 Ungadinwa, bengdlulisa umbono wami.....you have a right not to agree with me.......but anyway, I'm glad nale fat pig ew'wena read and commented....vele phela zohlezi zikhona ezfana nawe azfanga olwandle zonke.

    • @Mjabuliseni-i7q
      @Mjabuliseni-i7q ปีที่แล้ว

      Okuyinkinga yonke let access ikhuluma ngayo ukuthinunayonkuNkulunkulu wayifundiswa abantu ababenomuntu wabonababenlethelwe uJehova ukuba azobabuya ekwedukeni, ngoba yena wayozobanika imithetho kaJehova njengokusho kwakhe. Nawe uye owakho lonomunikwe uJehovaukuba azokubuyisa ekudukeni. Ninokhokho benu kodwa manithandaza nibiza okhokho nezinye izizwe, Ukuduka lokho. Kubuhlungu kakhulu ngoba abebala basifundisa ukuzenyanya senyanye ngisho ngendlela yethu asasiyinikwe uJehova basifundisa ukuth indlela okuyiyona yile eyabo abayinikwa uJehova. Ngiyanizwela ngoba lendlela enihamba ngayo Iya ekufeni ngoba ngoba nenza into angakaze akhulume ngayo Kini uJehova niphika le athi hambani ngayo ngokuletha umuntu phakath kwenu oyini enimuzwa Kahle Uma ichaza indlela kaJehova.siyoyicela ivuthiwe

    • @oscardlamini8570
      @oscardlamini8570 3 หลายเดือนก่อน

      Wena ukhuluma ngenyama ke ebolayo uShembe wayekhuluma ngemiphefumuli rkhuluma ngrnto ayaziyo

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 ปีที่แล้ว

    Amenii Shembe Nyazilwezulu🙏🙏🙏🙏🙏🙏

  • @jabumjoka86
    @jabumjoka86 ปีที่แล้ว

    Jesus /Yeshua died on the cross the veil at the temple was torned apart so that anyone can have direct access to God and pray for him/herself He also taught His desciples to pray to Our Father who art in heaven ..... sinelungelo lokuthandaza ngqo kuJehova bazalwane .Just imagine umuntu ozitshena ukuthi useduze noNkulunkulu kuvele kubuye kuthiwe ubuyile ngephupho wathi uyagodola ,ulambile, usedakeni and staff imithandazo yakho ke lapho iphi🤔, wake up people don't be mislided by your elders. Mayelana nokuthi sifunani kwi page lenu : we're spreading good news, Gospel of Jesus Christ so that angayubakhona oyozilandulela athi akezwanga ukuthi uJesu inkosi nomsindisi ( power of social media)

    • @mcsiemtetua1037
      @mcsiemtetua1037 ปีที่แล้ว

      Wait a minute,There is no such thing call by jesu but Jesus Don't fost it,wasn't yours but for Judas people or Israels

    • @jabumjoka86
      @jabumjoka86 ปีที่แล้ว

      @@mcsiemtetua1037 in Zulu we call Him u Jesu in Xhosa u Yesu in english He is Jesus ."For God so loved the WORLD He gave his begotten Son so whoever believe in Him should not perish but have everlasting life" John 3:16. He was born as a Jew but the mission was to save the world.There's nothing called judas and israels it Jews or Israelites 😀

    • @ebuhleni_hymnsandsermons
      @ebuhleni_hymnsandsermons ปีที่แล้ว

      @jabumjoka86 that is not true. Jesus was not sent to the whole world but only to children of Israel. Matthew 15:20-25

    • @ebuhleni_hymnsandsermons
      @ebuhleni_hymnsandsermons ปีที่แล้ว

      ​@@jabumjoka86👆

    • @jabumjoka86
      @jabumjoka86 ปีที่แล้ว

      @@ebuhleni_hymnsandsermons because He had to reedem Israelites from the curse of the law since they were the ones who were given the law by Yahweh, gentiles (us) we were not under law that why He said He came only for them but He knew that through His blood (after He died) He was going to bring His other sheep from other fold John10:16, now in God through Christ there is nor Jew neither gentile we are one Galatians 3:28

  • @jabumbatha5610
    @jabumbatha5610 ปีที่แล้ว

    Washo mthiya khula makhula kancane

  • @bambenizuma3846
    @bambenizuma3846 ปีที่แล้ว

    Syabonga kakhuluuu ngale video,ngizozama ukukwenza lokhu ,

  • @mpilominenhle1531
    @mpilominenhle1531 ปีที่แล้ว

    Nhlalisuthi kamkhulu wena ofake le-video, angikugxeki mfwe2 kodwa bekungakuhle ukuthi ufihle amafodo kababa angaveli mhlampe ufihle ngemibhalo thize ngoba uyabona izitha zika Jehova ziyagadla

    • @dlammelusi9195
      @dlammelusi9195 ปีที่แล้ว

      Akekho owake wabona uNkulunkulu ngisho noyedwa ngaphandle kweNdodana

    • @mcsiemtetua1037
      @mcsiemtetua1037 ปีที่แล้ว

      Aw sebehlula laba

  • @siphelelemzikhona5313
    @siphelelemzikhona5313 ปีที่แล้ว

    Mmmmh nice one Andile Cele Ave ngiwthanda lo turne ungikhumbuza umjinti madlala

  • @victormanguele5049
    @victormanguele5049 ปีที่แล้ว

    Sorry, what is he saying? Translation please 🙏

    • @Ivan-iw1il
      @Ivan-iw1il ปีที่แล้ว

      Remember your ancestors for they are the ones who deliver your prayers to The Almighty

  • @luckyphikela4506
    @luckyphikela4506 ปีที่แล้ว

    What if those who think they are near to God they were murders, sorcerers, idol worshipers? Would they be found near to God?? Ningazikhohlisi uNkulunkulu akathokozi ngokufa kwesoni don't play games by playing to the dead.

    • @invisible_75p
      @invisible_75p ปีที่แล้ว

      U seem to know alot mister👀

    • @mcsiemtetua1037
      @mcsiemtetua1037 ปีที่แล้ว

      Aw kahleni bo

    • @oscardlamini8570
      @oscardlamini8570 3 หลายเดือนก่อน

      Manje wena ungumkhulumrli kaNkukunkulu noma ungumfowqbo

  • @wendyntamo1494
    @wendyntamo1494 ปีที่แล้ว

    Nkosi yamakhosi 💯💯🙏🥰🙌🙌💯

  • @dlammelusi9195
    @dlammelusi9195 ปีที่แล้ว

    ngyaxolisa angideleli, kodwa awekho amadlozi abekho abadala Nhlobo🙅🏾‍♂️bonke labo bantu baku Nkulunkulu abanye bayalila bayasha. u Jesu krestu kuphela indlela ne qiniso eya kubaba u Nkulunkulu

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 ปีที่แล้ว

    Amen

  • @thalentetha6964
    @thalentetha6964 ปีที่แล้ว

    Awungisendela yona kwi-E-mail

  • @mzilangwenkosi3533
    @mzilangwenkosi3533 ปีที่แล้ว

    Bahle abantwana baka Nkulunkulu uNyazi LweZulu

  • @norahmoyo3628
    @norahmoyo3628 ปีที่แล้ว

    Nkosi yamakhosi

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

    Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba eziningi izinkolo azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.

  • @makhosigcumisa3758
    @makhosigcumisa3758 2 ปีที่แล้ว

    Mmmm kwaze kwakuhle emzini kaJehova 🙏

  • @sakhilexulu8110
    @sakhilexulu8110 2 ปีที่แล้ว

    Mmm lobubuhle sengathi bungeze boniwa nangoyedwa umuntu 🌹🎉🥀

  • @mzilangwenkosi3533
    @mzilangwenkosi3533 2 ปีที่แล้ว

    uShembe uQamatha uMvelikuqala Modimo uThixo uMfihlakalo uNkulunkulu omuhle wase Mhlabeni naseZulwini nangaphansi koMhlaba naseManzini naseziNtabeni uNyazi LweZulu uShembe unguMdali wethu ongehlulwa lutho siyabonga Shembe oyingcwele ngobu Nkulunkulu bakho

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

      Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba eziningi izinkolo azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.

  • @sindiswabhengu233
    @sindiswabhengu233 2 ปีที่แล้ว

    Eiiiii Shembe 😭😭😭♥️♥️♥️🔥