- 59
- 736 936
Boys And Their Toys
เข้าร่วมเมื่อ 8 ก.พ. 2016
วีดีโอ
ZULU DANCE DLALA UQAPHELE UKUTHI UDLALA NOBA
มุมมอง 93K4 ปีที่แล้ว
ZULU DANCE DLALA UQAPHELE UKUTHI UDLALA NOBA
MPUME AND SANDILE WEDDING HIGHLIT VIDEO BY XACBE MEDIA
มุมมอง 8025 ปีที่แล้ว
MPUME AND SANDILE WEDDING HIGHLIT VIDEO BY XACBE MEDIA
MTHAMBISA ZYOPHELEL' EMOYENI IYNDUKUZAKHO
มุมมอง 2.9K5 ปีที่แล้ว
MTHAMBISA ZYOPHELEL' EMOYENI IYNDUKUZAKHO
Thina Zungu is impressed by the man singing his song
มุมมอง 7K5 ปีที่แล้ว
Thina Zungu is impressed by the man singing his song
Ithini lengoma 🔥🔥
❤🔥💯aze akhuphuka kamnandi amantombazane nge high note🙈
Dlala mfoka MaDondo yibambeni kanjalo imnandi into yena AZIKHALE
Wow yasho leMbongi zangikhumbuza kwelakitji eMkhomazi ziyacupha zinsizwa lapha ngaphandle
Yakha leMbongi
❤❤❤
Balinde Wele ihlanganise ingoma mfoka Ngcobo phambili bafana bakithi
❤Phambili mfo ka Madondo ibambeni lapho ningabe nisayidedela khona nesizukulwane esizayo sizohamba kuyona ingoma
Zungu omncane kodw Tolosi❤️🥺❤️🩹🔥
We admin sisekhon nje lespani nom sekwehla izinga kokbalek phansi
❤❤❤Demed Fobhay 4 MtakaBaba 😂Hhoooo Bafwethu...Phambili Zinsizwa Zakithi❤
"That Ngizokushaya Boy", ngiyakuzwa Vunandlala mft😊😊
Ngicela phone number yabo
KHUPHUKA DEMEDI MHHHH WAMUHLE UMYALEZO
angizwa nokuthini bathini labantu awuyizumi into ezwiwa nguwe wedwa selfishness
Mmmmmmmmmh dlala fobhayi 4❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Baze babahle nezidwaba zabo!
Eza Kwanyuswa emondini khuphuka ngalowo shuni maJwaphuna
Cha madoda ayakuphi lengoma bakith
Weee mah ayikali nalento amadoda abadala kanje
Hey isilwane lesi!Ukuphaphama kombizi kubalulekile ukuze ingoma igijime negazi.Nguye lombhemu,u 4×4,no Zulu hhayi ngiyabavuma.
Cha ngeke bakithi,noma ngabe kuhle ukuqinisa abafana uthi ukuhlala emvumweni,kodwa cha hhayi umuntu aze abe ngaka!Akasezwakali futhi umuntu omdala,uyabhonga nje angimuzwa!Kufanele engabe ume ngenhla kwesibaya ekhaya,ubala izinkomo ukuthi ziphelele yini uma abafana sebezibuyisa.Cha ngeke nje abakwazi nokumphikisa lababhemu,kuzokwenzeka okufunwa nguye njalo nje
🔥🔥 zakhuphuka kamnandi ezangakithi madoda, gojela maGojela
Awu kodwa logal oku 6-7 minutes😍
Ifesi lishaywa kanjena endlini madoda!Umyalezo nanokuthi abanye bashaya ibhesi yodwa,kanti i 4/4 ilekelela ngethena bese ihlangana kamnandi.Nendlela ayibiza ngayo nje zimuzwa egazini izinsizwa
Ngiyithanda uma ibekwe phansi kanjena ke imvumo.Ngoba uma isiphezulu kakhulu ayibe isahlangana kahle
Aw sukanini madodaa ashiiiila demede
Ngaze ngahalela ukuba lana hawemarh
Khuphuka magazi👐🔥wiqhawe 2 face
Imvumo yasemathabethu
ngzokshaya manyakazisa!!! khuphuka demedi man!
Ai imnandi lento
Eshila demedi!!!
Kusizaphi❤️ akuve ngiyithanda lento ukuthi nje ngasuke ngaba inkuzi yebhimbhi😩
Kwaze Kwavunywa Kamnandi
Shintsha bashintshile sekfanel ushintshe manje 😂🤝Thambisa umfano omncane ngomhlandano sengaze nivule umhlangano
Mfoka Ngcobo!
I like it
Yeye zakhuphuka ngempela le ngakithi
joli profond
Ils sont pas là à la maison à la plage à Paris à la maison à la fête des pères à Noël à la plage et on voit bien ce soir on va se re à la plage et à la fête de la
Jabula phela soka lami soceba impela kusho ntomb yosebenza point 🤣🤣🤣
Homogeneity in its magnificent majesty. The original man and woman in perfect harmony. Totally enjoying their beautiful divinity. Peace.
Abakephi ababhemu
Iyahlaba lensizwa
Mmmm ngakhumbula kwelakiti
Owahlukanisa lespani ngeke alibone izulu
💔ey bhuti ngathi ngfika akuphelanga skhathi esingakanani kwahlukwana ngacela ukujoiner mhla begijima ngalelikhuze elithi “awungenze baba ngifane naleyandoda eyafa ifela abayizoni “
@@sakhokuhleluvo4303 ey kwabakubi sengbabona mf2 n ngyabazi bebaningi
@@Ubuhlebesintunemvumo 🥺mhla kwalunga koba kubi
Magojela uyasina ngempela kodwa uMabhilidi unedimoni lengoma udlala ingoma enosathane 🥺
Yinhle lento yethu thina mazulu buka nje awu suka madoda
Nice one kwezakithi Esgqumeni
Oooooh💀amabhubesi straight