- 82
- 242 127
James K Zwane
เข้าร่วมเมื่อ 29 เม.ย. 2016
วีดีโอ
DO NOT MEASURE GOD WITH MATERIAL THINGS
มุมมอง 1.8K28 วันที่ผ่านมา
DO NOT MEASURE GOD WITH MATERIAL THINGS
HE DID NOT SEND US TO BUILD CHURCH PART TWO
มุมมอง 2Kหลายเดือนก่อน
HE DID NOT SEND US TO BUILD CHURCH PART TWO
Oh hallelujah hallelujah hallelujah 🙌 Glory to JESUS thank you Holy spirit
Amen Bazalwane siyamubonga uNkulunkulu with this platform umzimba kaKrestu indodana kaNkulunkulu ophilayo uyasizakala kakhulu uNkulunkulu akasigcine bese ngithi nje kuBaba uZwane uJehova ukubiyele hamba ngalamandla onawo sikuthwele ngemikhuleko siyamuneka usathane nezingelosi zakhe ngiwumntwana kaNkulunkulu osindisiwe ngiyabonga ❤
Amen 🙏🏿
Great lesson Ntshosho.
dry bone 😝😝😝
Siyabonga ngeemfundiso. Sacela no part 2 wamadoda.
MMMMMHHHH THIS TESTIMONY IS TOO DEEP. SIYABONGA KAKHULU, SIYAMBULELEKA
Siyabonga Mangethe. Kumnandi kwa Jesu. I'm happy nami sengikuthola ku live.
Siyabonga MaNgethe
Khuluma mfundisi wethu 🥳🥳🥳
UJESU KRISTU UYINKOSI, MMMMMHHHH ,SIYABONGA KAKHULU BAZALWANE. NAZE NAWAKHULUMA AMAQINISO ONENDLEBE MAKEZWE OKUSHIWO UMOYA EMABANDLENI.
Mfundis wam Siyakhula yiMfundiso uThixo ayibeke kuwe
SIYABONGA MANGETHE UKUTHI UYAWULALELA UMOYA ONGCWELE. UJESU AKUBIYELE
SIHLOLA NGOMOYA HHAYI NGEZWI. NANGU UJOHANE WABONA ISAMBULO SOKUBUYA KUKAJESU UKUTHI UYOBE ENJANI NOKUNYE OKUNINGI OKUSANDA KWENZEKA KODWA AKAKABUYI. LE KASENZO MEYIWA ICACILE NJE IF UNOMOYA ONGCWELE UKUTHI ISHO UKUTHINI. UNKULUNKULU UBESIVEZELA UKUTHI SILOKHU SIKHALELA UBULUNGISWA BOMUNTU VESE OZOYA ESIHOGWENI.
COME AS YOU'RE AND REPENT. AKAYEKE UKUDUKISA ABANTU LOBHUTI WABANTU.IMIBONO KABROTHER ENIGMA AKUYONA EYABO BONKE ABANTU
100% The glory of belongs to him.
UNENKANI NTANDA UKUFUNDA IZWI UNGENAYE UMOYA ONGCWELE NGEKE KUKUSIZE
SIYABONGA KAKHULU KWINCEKU UKHUMALO,UQEDILE MZALWANE. UNTANDA AKASAMFUNI UJESU, USEFUNA ABAZALWANE BALUKE BAFAKE IZINZIPHO NGOBA, KWENZIWA UMKAKHE. PHENDUKA NCEKU FUNA UMOYA ONGCWELE UKUFUNDISE.UKUTHI USESIKHUNDLENI AKUSHO UKUTHI SEWAZI KONKE,AKUWONA UMTHWALO WAKHO WEDWA UKUCHAZELA ABAZALWANE. IBANDLA LIKAKRISTU LAKHIWE YIZIPHIWO ZIKAMOYA,ANGEKE ZIBE KUWE WEDWA NTANDA PHENDUKA
UJESU KRISTU UYINKOSI , INKINGA NCEKU NTANDA, UMKAKHO UYIZWE YINGAKHO,UNGASAFUNI UKUZWA NGOBUNGCWELE., USEKUTHELELE NGOKUNGAMFUNI UJESU. PHENDUKA.
Siyabonga
Amen Mfundisi wam👏👏👏
UJESU WATHI " UMA UMOYA ONGCWELE USUFIKILE UYOSIFUNDISA NALOKHU YENA ANGASIFUNDISANGA KONA" MAYELANA NOKUBIZA AMAGAMA ABANTU, NGIKUBONA KURIGHT ZE BAPHENDUKE KANYE NALABA ABABALANDELAYO.LE YAMAPERFUME,IMPELA AKHONA ANGCOLILE,UBONA NGISHO AMAGAMA AWO AMANYE IZIVALO ZEZINYOKA. LE YEZINTO ZOKUGQOKA,ICACILE- KE,NGOBA,UFICA BEGQOKILE BENGANGQOKILE( HALF NAKED) UBROTHER ENIGMA UDINGA SILALELE NGOMOYA HHAYI NGENYAMA.ASIYEKENI UKUBA OMATHANDIZINTO ,SIPHILE UBUNGCWELE.
Yes is true uNkulunkulu akawadli amandla omuntu uye opha yethile amandla uyondlana
KUNZIMA UKUTHI ABANTU BAZIYEKE IZONO NGOBA, BAKHOLELWA UKUNGCWATSHWA HHAYI UKUTHI EZULWINI. ASIBUPHILENI UBUNGCWELE AZE ABUYE UJESU INKOSI YETHU.
SIYABONGA KAKHULU BAZALWANE NGESIBINDI SENU BAB' MANGETHE SOKUKHULUMA IQINISO.NOWADAYS BRETHREN ARE JUST HAPPY TO BE MEMBERS OF THE CHURCH, THEY DON'T CARE ABOUT BEING WRITTEN IN THE BOOK OF LIFE, THEY KNOW THAT THEIR NAMES ARE NOT THERE BUT THEY ARE NOT BOTHERED BECAUSE THEIR PASTORS LOVE THEM UJESU AKASISIZE
IQINISO LIYOSIKHULULA IMPELA ISONO ISONO .KULABAZALWANE BALESI SIKHATHI,UMA SISHUMAYELA IVANGELI LEQINISO, KUTHIWA SIYAHLULELA. UJESU AKASISIZE SINGAYI ESIHOGWENI SESILAZI IQINISO.
UNkulunkulu akasenzele umusa sibe abesifazane abaqotho🙏
Good day. Siyambonga uJehova ngawe Mangethe. Siyafunda Nkosi Yami, nalokhu besikwazi singakunakile. Usenza sibe namandla okufundisisa umbhalo. Amen 🙏
Ngibonga uNkulunkuku bgalenhlanhla engaka yokuthi angazi ngophendula ngthini kuNkulunkulu if ngehluleka manje kukpdwa kodwa engikucelayo ngyatha ngicela angenze Yena uBaba lokhu Alisa ngibe yikho I am available
Amen mfundisi...Waze wawuqala kakuhle lo2025 ngoku qondisa amantombazane, nabafazi, Kuba the are two different people laba. I thank God for today's teachings because most of your followers are women and I believe they learned alot as much as I picked some as well. May God bless you and continue to use you Mfundisi 🎉
AKABONGWE UJESU , UKUPROFETHA OKUVELA KUNKULUNKULU KUHAMBISANA NOBUNGCWELE. LABA ABANGEKHO NGCWELE YILABA ABATSHELWA AMADIMONI IZINDABA. BAYOFIKA PHAMBI KUKAJESU ATHI " CHA ANGINAZI" SIYABONGA AMAQINISO MNTWANA KANKULUNKULU. UJESU AKUBIYELE NABO BONKE ABALALELAYO
Yoh this is revelation,it's true I once attended such church where a prophetess slept with young boys in her church n we call her Mama
Amen hallelujah siyabonga kwaze kwamnadekhaya siyasizakala singabazali
Kodwa kumele Abe uyakhona ukprovider njenge ndoda akuzudliwa ivangeli
Happy happy New year mufundisi
" ABANTU BAMI BAYABHUBHA NGENXA YOKUSWELA ULWAZI " SIYABONGA MANGETHE UBUFAKAZI ESIBUTHOLAYO NGOCC. UJESU AKASISIZE, SILANDELE YENA HHAYI ABANTU. KAKHULU SIFUNE UMOYA ONGCWELE USIHOLE.UJESU KRISTU UYINKOSI NOMSINDISI.
SYABONGA ngenceku Yakho Nkulunkulu ima ayo
Nkulunkulu ngeze Wena lokhu okuthandwa Nguwe
Happy new year and prosperous 2025
Exposa of the devil by God him self
Siyabonga Nceku kaNkukunkulu. Ngempela umele sithandaze sicele kuNkulunkulu futhi sifunde ukulinda ngoba uSathane uye ophambanisa amakomishi.
Wooow waze walikhuluma iqiniso elingenakuphikiswa mfundisi aýi konaklele phandle la ayi kuvalwa amehlo thina sakhuliswa ngendlela eyiyona yokulalela ayi yokuthi kumele u understand seniysizwa wu Jehova baklithi ngomfazi owuyena.ene bayathathwa lke labo xem sisale esakhuliseka kahle
Happy New year Nceku💃💫🙌
Unyaka omusha mfundisi
True but it's not happening,noma sesithandazile
great teaching indeed, we await with eagerness for part 2. siyabonga , surely goodness and mercy shall follow you all the days of your life
Happy New 🎉 MFundisi 😅
Khotso ebe le oena.
AKABONGWE UJESU , SIYABONGA KAKHULU MNTWANA KANKULUNKULU. KONKE LOKHU OKUSHOYO KUYIQINISO.UsATHANE UYAZIPHUPHUTHEKISA IZINGQONDO ZABANTU. "" ABANTU BAMI BAYABHUBHA NGENXA YOKUSWELA ULWAZI "" ASILIKHULUMENI IQINISO BAZALWANE, UJESU USEYABUYA,BAZOPHENDUKA ABAPHENDUKAYO.ASIBUPHILENI UBUNGCWELE.
Awu kodwa Jesu 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌❤️❤️❤️❤️